Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

LIBOPHELE IZINGWAZI IDILI LOMCULO ISOCIAL LINK EMNAMBITHI

Posted on 9 December 2023

Intaka ibekelwe amazolo namhlanje emcimbini omkhulukazi abantu baseMnambithi abawulindele ngamehlo abomvu ohlanganise izingwazi zomculo kuleli.

Lomcimbi ozobanjelwa esikhumulweni sezindiza kulelidolobha ngoMgqibelo mhlaka 9 kuDisemba, kulindeleke ukuthi uhehe izinkumbi zabantu abaqhamuka ezindaweni ezakhele leli dolobha kanye nezingomakhelwane.

Ngokusho kwekhasi lalomcimbi likaFacebook, i-The Social Link Ladysmith umcimbi wokuqala waminyaka yonke ozoba seMnambithi, ohlanganisa ukudla nemisebenzi yezandla, Le festivali ibheke ukulethela umphakathi wakithi nezindawo ezakhelene nayo, ithuba lokuhlangana namaciko ahamba phambili kuleli, unikeze ithuba abantu bakithi, ikakhulukazi intsha, ithuba lokuveza amakhono abo.

Kulomcimbi kulindeleke ukuthi kutheleke izingwazi zomculo kuleli esingabala kuzo uDJ Shimza, Dlala Thukzin, Khuzani, Sun-El Musician, Youg Stunna, Simmy, 2Faced kanye nabanye abaningi.

Amathikithithi ayatholakala eTicket pro iGeneral R200, iVIP R350. Kanti akhona nawomacaphuna kusale asukela kuR8 000 itafula azo ayofika ku R15 000.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme