INkantolo ephakeme iNorth Gauteng yathola ukuthi isenzo sika Mengameli Cyril Ramaphosa sasingekho emthethweni futhi akaphelelisanga imithetho nemigudu efanele ngesikhathi egunyaza isilo samazulu. Ihhovisi likaMengameli lithi uMengameli usifundile isinqumo senkantalo ephakeme iNorth Gauteng…
BATHE “ZAKA ZAKA” EDUZE KWENDLOVU KUWARD 11 ELANGALIBALELE.
UMphakathi waku ward11 eHlathikhulu ngaphansi kwamaspala iNkosi Langalibalele uphume ngobuningi bawo izolo ukuyovota okhethweni lokuchibiyela, lokhu kuza ngemuva kokuba uCllr Nosipho Hlongwane owayengaphansi kweqembu i-ANC esula esikhundleni ngenyanga kaMfumfu kulonyaka. Osukwini lwayizolo…
UDJ SBU UTHI AKAZE ANTSHONTSHE NGISHO ISENTI LELI LIKA ZAHARA
U-DJ Sbu ukhulume okokuqala selokhu kwadlula emhlabeni uZahara. Lo msakazi, kanye nowayenguzakwabo kwezamabhizinisi u-TK Nciza basolwa ngokuxhaphaza uZahara ngesikhathi esasayinwe ngaphansi kwenkampani yabo iTS Records. “Ngithole izolo njengabo bonke abantu, nami ngishaqekile….
ISIMANGA IZITHANDANI ZIBOPHA IFINDO ESIBHEDLELA
Baqinisile abathi lapho kukhona uthando nendlela ikhona, uGodfrey Maboi, noPaulinah Mogale, benze okungajwayelekile benza izifungo emcimbini womshado obusesibhedlela iFar East Rand Hospital eGoli. Uhambo lwabo oluya emshadweni lwashintsha ngendlela abingalindelekile ngesikhathi kwenzeka…
AVALIWE AMABHISHI ASETHEKWINI NGENXA YEGCIWANE ELITHOLAKALE OLWANDLE
uMasipala weTheku kanye nenhlangano ezimele i-Adopt-a-River and Talbot bakhiphe umbiko okhombisa ukwenyuka kwegciwane elaziwa nge -E. coli emabhishi akuleli dolobha. Kusukela emabhishi aseningizimu njenge-Ushaka kuya emabhishi asenyakatho njenge-Country Club Beach, amazinga e-E….
IDLULE NEMIPHEFUMULO INGOZI ENYANTISAYO EKUVUKENI
Namanje awukakholwa umphakathi waseKuvukeni ngase Uitval eMnambithi ngengozi enyantisa igazi eyenzeke emgwaqeni iHelpmekaar ntambama namhlanje. Imibiko ithi lengozi yenzeke ngaseSteshini samaphoyisa khona eKuvukeni maduzane nerenke yamatekisi. Abazibonele ngawabo bathi kutholane phezulu imoto…
UMNYANGO WEZEMPILO USONDEZE ISIBHEDLELA EMPHAKATHINI WASEHLATHIKHULU EMTSHEZI
Ungqongqoshe wezempilo esifundazweni sakwaZulu-Natal uNomagugu Simelane uvakashele indawo yaseHlathikhulu eMtshezi namhlanje. Ungqongqoshe uvakashele lendawo esemakhaya engaphansi kukamaspala iLangalibalele ngaphansi kohlelo lwalomnyango olwaziwa ngokuthi, “Isibhedlela kubantu.” Inhloso yaloluhlelo ukuhambisa izidingo ezitholakala kakhulukazi ezibhedlela…
LISOLWA NGOKU”QHASHA” AMALUNGU AMASHA AVELA KWI-EFF IQEMBU LE-ANC
UMKHANKASO wokwamukela amalungu e-ANC awuhambanga kahle kuNobhala-Jikelele we-ANC, uMnuz Fikile Mbalula, ngesikhathi ehlangabezana nembibizane ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokubonakala kwemoto inikezela izikibha kubantu abebengamalungu e-Economic Freedom Fighters (EFF) ngeSonto. . Kwi-video, ngaphandle nje…
ISIHLUKU UMZUKULU EDLWENGULA UMKHULU WAKHE ONA-86
Basashaqekile namanje abantu basesifundazweni sase-Eastern Cape emva kwesigameko esishaqisayo esenzeke kulesi sifundazwe kulona leliviki. Abezindaba kulesiya sifundazwe babike ngodaba lokudlwengulwa kwekhehla elineminyaka engu 86 lidlwengulwa ngumzukulu walo kanye nabangani bakhe. Ngokwemibiko, lomlisa…
LISE NKOSI LANGALIBALELE UKHETHO LOKUCHIBIYELA LOKUGCINA KULONYAKA
Ubhekwe ngabomvu umphumela wokhetho lokuchibiyela ka Ward 11 endaweni yaseHlathikhulu eEstcourt, lokhu kungenxa yombango wale ward obonakale umkhulu kakhulu emaqenjini ezepolitiki kulendawo. Ukhetho lokuchibiyela luze ngemuva kokuthi kwesula esikhundleni ikhansela le African…
ININGIZIMU AFRIKA ICINYELWE UGESI IZINSUKU EZINGU 322 KULONYAKA
iNingizimu Afrika ibe nokucinywa kukagesi Izinsuku ezingu 332 enyakeni ka 2023. Lokhu kukhombisa ukuthi inkinga kagesi iya ngokuya iba nzima kalula kuleli. Lezi zibalo, ezihlanganiswe ngabakwa-EskomSePush kanye ne-The Outlier, zikhombisa ukukhula ngendlela…
BACELA IZIKHULU ZILUNGISE IPAYIPI KWAMTHANDI
Izakhamuzi zakwa Mthandi, Acaciavale naseNdomba zithi ziswele ngisho awokuqeda ukoma lawa amanzi kulezi zindawo. Lokhu kwenzeka nje kulokhu kuqhubeke njalo ukugqoza kokuphakelwa kwamanzi kulezindawo. Umphakathi ukhala ngokuthi kunepayipi osekuphele cishe izinyanga ezine…