Ngemuva kokuba badela konke badixwa zimvula baxova udaka abantu kanye nabalendeli bomculi odabuka eBergville uBigZulu bathamela umcimbi wakhe iHome Comming ebingomhlaka 24 December eBergville sport Complex edolobheni, lomculi usethembise ukubabonga ngokubahlabela izinkomo…
KUYAQHUBEKA UKUTHUNGATHWA KWABAMUKE NEZIKHUKHULA EMNAMBITHI
Namuhla ngusuku lwesithathu kwamuka abantu ngemuva kwemvula eyadala izikhukhula eMnambithi ngeSonto ebusuku. Abatshuzi kanye namaphoyisa bayaqhubeka nokuthungatha labo abangakatholakali. Okwamanje isibalo sabangakatholakali sibalelwa kwabalishumi nambili kanti bayisithupha asebeqinisekisiwe ukuthi bashonile. Okhulumela iIPSS…
AMANTOMBAZANYANA ANGU -140 ANGAPHANSI KUKA-18 ATHOLE ABANTWANA NGOKHISIMUZI KULELI
UMnyango Wezempilo Kazwelonke uthi izingane ezingu-1 708 “zibelethwe ngokuphepha” ezikhungweni zezempilo zikahulumeni ngoSuku lukaKhisimusi.Okhulumela uMnyango, uFoster Mohale, uthe lesi sibalo sakhiwe ngamantombazane angu-868 nabafana abangu-840. Ubalule nokuthi bangaphezu kuka-140 amantombazanyana angaphansi kweminyaka…
IKHANSELA LAKUWARD 34 E-ALFRED DUMA LIKHISIMUZE ABASWELE NGOKUDLA
ikhansela laku Ward 34 ngaphansi kukaMaspala wase-Alfred Duma esifundeni sasoThukela KwaZulu Natali lelule isandla emindenini uyehlukehlukene engamile kahle eyakhele lendawo ngoKhismuzi. LeWard ekhava izindawo ezifana neLimehill, Tholeni, Stanford kanye naseSidakaneni yakhelwe kakhulu…
IZOBUYA NGEZINKANI I-LOAD SHEDDING EMVA KWAMAHOLIDI
INational Rationalized Specifications Association of South Africa (NRS) ithi isimo esikhona sokungaphazamiseki kukagesi ngeke sihlale unomphela, njengoba sizonyuka maduze nje isidingo. USihlalo we-NRS uVally Padayachee uthi ukuhlinzekwa kukagesi okuqhubekayo kungenxa yezimboni ezinkulu…
ISEMANZINI AMNYAMA IMINDENI KUMUKA ABANTU EMNAMBITHI
UMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu esifundazweni iKwaZulu-Natal uthi, ngezikhathi zabo 11 ebusuku kube nemvula enamandla edale izikhukhula kwabhidlika udonga ngase LimitHill eMnambithi. Kulesi sigameko kushona abahlanu, kwathi abanye bamuka namanzi kuze kune manje…
ISIDLULE NABAHLANU INGOZI ENYANTISAYO EMNAMBITHI
Sekshone abahlanu kwalimala ababili engozini enyantisayo emgwaqeni onguthela wayeka uN3 ngaseMnambithi. Esikhathini esingengakanani esedlule i-IPSS Medical Rescue ithole imibiko yokushayisana kwemoto kulendawo. Ngesikhathi befika abezimo eziphuthumayo bahlangabezane nesigameko esinyantisayo lapho izimoto ezimbili…
UCWANINGO LUVEZA UKUTHI ABANTU BESILISA ABABULAWA KAKHULU KULELI
Ukubulawa kwabantu kuleli kusezingeni eliphezulu kakhulu, ngokwezibala zobugebengu ziveza ukuthi abangu 68 abantu ababulwa nsuku zonke kuleli. Abantu besifazane kanye nezingane uma kubikwa kuyaye kube ngathi yibona bantu abayizisulu zokuhlukunyezwa kanye nokubulawa…
IZODLALA NGISHO NANGEMPELASONTO KAKHISIMUZI IMIDLALO YE DSTV PREMIERSHIP
Kwenzeka okungajwayelekile kuleli, kulokhu Emdlalweni ye Dstv Premiership njengoba kuzodlalwa kuze Kuyophela Unyaka njengoba kunemidlalo eqhubekayo Kulempelasonto eqala Namuhla. Ngokwejwayelekile lemidlalo ngalesisikhathi lapha kwelakithi Isuke seyihlabe ikhefu likaKhisimuzi. Usuthu Luzokwamukela I Cape…
UKHULEKELE UBUNYE NOKUTHULA UMPHAKATHI WASE ALFRED DUMA
Amabandla ahlukene ezenkolo, abefundisi ,umphakathi kanjalo nobuholi buka maspala i-Alfred Duma babambe umkhuleko wokubonga omdala wezinsuku namuhla ehholo ledolobha eMnambithi. IMeya yomkhandlu ukhansela uZama Sibisi nabambisene nabo wenza lomkhuleko unyaka no nyaka…
AKUZUKUCISHWA GESI KULOKHISIMUZI – RAMOKGOPA
UNgqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa uthe unesiqiniseko sokuthi amalambu azohlala ekhanya ngaso sonke isikhathi samaholidi kaKhisimusi. Utshele abezindaba ngoLwesine ngesimo sikagesi, njengoba izwe ligubha usuku lwesikhombisa ngaphandle kokucishwa kukagesi. URamokgopa uthe bakhuphule izinga…
UVALO KUBONAKALA UMHLAMBI WEZINDLOVU UZICHANASELA NJE OPHONGOLO
I-Ezemvelo KZN Wildlife isiqinisekise ukweqa komhlambi wezindlovu esiqiwini iThala OPhongolo enyakatho neKZN izolo ebusuku. Ithi amalungiselelo okuzibuyisela ngaphakathi esiqiwini lezi zindlovu ayaqhubeka. lenhlangano nxuse imiphakathi ukuthi iyeke ukususa uthango eziqiwini– ngoba lokhu…