Bebephume ngobuningi abantu emcimbini wokunqamula unyaka ka2023 eRichards Bay obizwa nge Gumba Fest. UKhozifm okuyilo olulalelwa kakhulu ngalolusuku njengoba abantu besuke belindele ngabovu ukuzwa ingoma ehlukanise unyaka lube bukhoma ngo 12pm lethula…
BASHAYE AMATHINI NGOMNYAMA EMBULWANE
Bawuhlukanise ngobumnyama unyaka abantu baseMbulwane naseTsakane emva kokuhamba kukagesi isikhathi eside kulezi zindawo ezingamalokishi asondelene nedolobha uMnambithi. Kusukela ngesonto kusihlwa umphakathi wase Mbulwane, Tsakane Kanye ne Steadville ulale ungasenawo ugesi kulezi ndawo…
SELUQALILE UJENGA LWABANTU KWEZOKUCIMA UKOMA KULELI
Sebeqalile ukubonakala bephuma bengena ezitolo zokucima ukoma abathandi bobumnandi bakuleli njengoba belungiselela imigubho yokuqala konyaka omusha. Mhlawumbe usuku lwangomhla ka31 kuZibandlela yilona suku olubungazwa kakhulu kuleli ngisho ukwedlula usuku lukaKhisimuzi imbala. njalo…
UNQUME UKUZILUNGISELA WONA UMGWAQO OSUNEMINYAKA UNGALUNGISWA UMPHAKATHI WASEBERGVILLE
IBergville ingenye yezindawo zasemakhaya lapho intuthuko igqoza khona kangangokuba abantu bakhona baze bazijwaze ukuphila ngaphansi kwezimo yize zingagculisi. Sekuphele cishe iminyaka esikhombisa umphakathi wase Rookdale enkomfeni unenkinga yomgwaqo , izakhamuzi zithi zihlezi…
UNGQONGQOSHE SITHOLE-MOLOI UCHITHE AMAHOLIDI NABANTWANA BASENQUTHU
Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisa kanjalo nobuholi bomdabu KwaZulu-Natal u uNkk Bongiwe Sithole Moloi uchithe isikhathi nabantwana baseNquthu eZicole. Uhlelo lokhisimusi wabantwana lwaqala ngonyaka ka 2013 lomcimbi waqala unabantwana bamakhelwane bakhe ungqongqoshe. Njengamanje lomcimbi…
KUZOBIZA U 3 MILLION UKULUNGISA INKUNDLA YEZEMIDLALO EGLENCOE
Kube nenjabulo kubathandi bezemidlalo beseGlencoe eSithembile namuhla emini umaspala wase Ndumeni uthula uhlelo lokulungiswa kwenkundla yezemidlalo yase Sithembile. Umeya kamaspala wase Ndumeni ukhansela Siyabonga Ndlovu kanye nobuholi bomkhandlu wase Ndumeni bathule usonkontileka…
ZIQHUBEKILE NOKUBA MNYAMA IZINTO KWE ZIMNYAMA
Iqembu le Orlando pirates liqhubekile nokubhacaza kulamaholidi kwi midlalo ye Dstv premiership njengoba bebe dlala osukukwini lwayizolo bedlala umdlalo wabo Wokugcina ngaphambi kwe khefu elizoba nge nyanga ezayo ngenxa ye midlalo ye…
UMSAKAZI NOMCIMBI WOKUSIZA UMNDENI OHLUPHEKAYO
Umsakazi womsakazo womphakathi iNqubeko FM osakazela izindawo ezakhele uMaspala uThukela uhlele umcimbi ozosiza kwakhiwe indlu yomndeni ohluphekayo. UMondli Ngwenya ongumsakazi odume ngelika DJ lemmo uhlele indumezulu yomcimbi womndeni owaziwa ngeLemmonation Music Festival…
ZIKHALE NGISHO ESEXOLISILE KUNGIZWE
Inkampani ethengisa izimoto IJAC Motors isithathe isinqumo sokunqamula ubudlelwano bayo nowayengumsakazi woKhozi FM uNgizwe Mchunu. Lesi sinqumo siza ngemuva kwesikhalo esifakwe yi-EFF e-KZN mayelana namazwi ayindida ashiwo uMchunu. Ingxabano iqale ngesikhathi uMchunu…
KUXWAYISWA ABAKULELI NGOKUJOYINA IZITOKUFELA ABANGAZAZI ZIQALEPHI
USIHLALO weNational Stokvel Association of South Africa (NASASA), uMnuz Andrew Lukhele, ugqugquzele umphakathi ukuthi wenze uphenyo olunzulu ngaphambi kokujoyina izitokofela. Ukuphawula kwakhe kuqhamuke ngemuva kophenyo olwenziwa yiFinancial Sector Conduct Authority mayelana ne-United…
I-IFP AYIKUGQIZI QAKALA UKUSUNGULWA KOMKHONTO WESIZWE
IQEMBU leNkatha Freedom Party (IFP) KwaZulu-Natal selikhombise ukungayigqizi qakala eyeqembu elisha elaziwa ngoMkhonto weSizwe elesekwa yilowo owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma. Esithangamini nabezindaba ngoLwesithathu, uSihlalo we-IFP eKZN, uMnuz Thami Ntuli, uthi uzuma…
UTHATHWE YINGOZI YEMOTO UMADLOKOVU
UMbongeni Ngema, ongumbhali womdla wodumo iSarafina owawumayelana nezibhelu zabafundi ngesikhathi sobandlululo eSoweto, ushone engozini yemoto ngoLwesithathu eneminyaka engu-68 ubudala, kusho umndeni wakhe. U-Ngema ushone ngesikhathi ifilimu yango-1992, eyakhiwe nomculi we-jazz odumile u-Hugh…