Umethuli wezinhlelo zikamabonakude kanye nomsakazi uMoshe Ndiki uvezele abalandeli bakhe okokuqala ngqa abantwana bakhe abangamawele. Okungejwayelekile ukuthi laba bantwana ubathole ngohlelo lwesayensi yesimanje esebenzisa lokhu okubizwa ngeSarogacy mother. Loluhlabo likwazi ukuhlanganisa imbewu…
KUGQUGQUZELWE ABAFUNDI UKUBA BENGATHATHELI PHANSI AMA TVET COLLEGE
Kube yinjabulo osukwini lanamuhla lapho umnyango wezemfundo ephakeme kuleli bewuvala umcintiswano wamakhono obubanjelwe esifundazweni saKwaZulu-Natal ethekwini eINkosi Luthuli Convention Center. Abafundi abavela ezikhungweni ezahlukahlukene kuleli ikakhulukazi ema TVET college babe yingxenye yomcintiswano…
ISIXOSHIWE INTOKAZI EBONAKALE IZITHOKOZISA NGOCANSI NGOMFANISWANO WASE-SPAR
Usexoshiwe owesifazane obonakala kwiVideo ezijabulisa ngomuno egqoke inyumfomu yasemsebenzini. Intokazi esencane yasesifundazweni saseLimpopo eThohoyandou izithole ikwenkulu inkinga ngesikhathi kuputshuka ivideo Yayo izithokozisa ngocansi lokuzenza igqoke ihembe laseSpar. Levideo isabalale ezinkundleni zokuxhumana namuhla…
UMASPALA UZOFAKA ENDALINI IZINDLU EZIHLALA ABANTU BEPHAKATHI.
Abahlali basezindlini zikamasipala waseNdumeni eziyisishagalolunye babhekene nokuxoshwa ngemuva kokuthi uMkhandlu waseNdumeni unqume ukufala lezo zakhiwo endalini. Indali izoba ngoFebhuwari 7. Abahlali, iningi labo okungabasebenzi balo masipala, banikezwe kuze kuphele uFebhuwari ukuthi baphume…
UDOCTOR KHUMALO NESINQANDA MATHE SAKHE BASHADE ISINYELELA NGEMPELASONTO
UMDLALI webhola osewathatha umhlalaphansi uDoctor ’16V’ Khumalo ubophe ifindo likasofasilahlane nesithandwa sakhe seminyaka ngempelasonto edlule. Laba bashade emcimbini wesintu obuhanjelwe abangani nomndeni emzini wabazali bakwaKhumalo eSpruitview e-East Rand. Lo mshado ubulokhu ungaziwa…
ABENEME ABASUBATHI NGEZINGA LOWEJOSEPH SHABALALA MARATHON
Abathokozile neze abasubathi ngezinga lomjaho waminyaka yonke iBhekizizwe Joseph Shabalala Marathon ebibanjelwe edolobheni uMnambithi izolo. Lemijaho ihambisana namadili omculo ehlukahlukeni. Lomjaho oheha abasubathi abasuka kulo lonke elakuleli ubukade ususingathwa okwesibili kulonyaka njengoba…
UNQOBE IGRAMMY AWARD U-TYLA
Umculi osemncane wakuleli uTyla unqobe indondo kuma 66 Grammy Awards, umcimbi ububanjelwe phesheya kwezilwandle eCrypto.com Arena eLos Angeles izolo ebusuku. UTyla unqobe indondo kumkhakha weBest African Music Performance ngengoma wakhe ethi Water,…
ABABHIKISHI BASEPHOENIX BAZOVULELA ICALA AMAPHOYISA NGOKUBABHAXABULA
Iqeqebana lababhikishi ababalelwa ku-22 basePhoenix, enyakatho yeTheku, bahlele ukuthathela uphiko lwamaphoyisa iSouth African Police Service (Saps) izinyathelo zomthetho ngezinsolo zokusebenzisa amandla ngokweqile ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho wokunqamuka kwamanzi endaweni. IVoice of Phoenix, inhlangano…
KUBOSHWE ABANGAPHEZU KUKA 10 000 NGOJANUARY NGAMACALA EHLUKENE E-KZN
Ezinyangeni ezedlule amaphoyisa KwaZulu-Natal abe nenqubekela phambili enkulu ekulweni nobugebengu esifundazweni, akhipha izibhamu emigwaqeni aphinde abopha abantu abangaphezu kuka-10 000 ngamacala ehlukene. EThekwini isishoshovu samalungelo abantu uMary de Haas sigcizelele isidingo sokuthi…
IPICK N’ PAY ICELA KUBUYISWE IBHOTELA ELINOBUTHI
U-Pick n Pay usecele kubbuyiswe izinhlobo ezintathu zebhotela elidayisa ezitolo zabo okuyi No Name Smooth Peanut Butter, Eden Smooth Peanut Butter kanye ne-Eden Crunch Peanut Butter – adayiswa ezweni lonke. Lesi sitolo…
NGABE IBAFANA IZOQHUBEKA NOKUJABULISA ABALANDELI NOMA CHA?
Iyaqhubeka imidlalo ya ma quater finals Africa Cup of nations(Afcon) namuhla ebusuku njengoba amehlo ethe njo kubafana balapha ekhaya ukuthi bayokwazi yini ukuthi badlulele esigabeni esilandelayo. I bafana bafana idlala nezwe lase…
SIFIHLWE NGESIZOTHA ISISHOSHOVU SENKATHA EWEENEN
Kube nomunyu kufihlwa isishoshovu seNkatha Freedom Party (IFP) eWeenen izolo uYummy Mthokozisi Sithole obengubonobhala wesikhashana eMbabazane, udutshulwe wabulawa ngomgqibelo (27 January) abantu abangaziwa. Lomgcwabo uhanjelwe amalunga enqembu kwisifunda sonke sasoThukela. Usihlalo weIFP…