Kusabalale umbiko ezinkundleni zokuxhumanza ngokumiswa kwaloyo ongumphathi wokhozifm uNksz Sibongi Ngcobo ngodaba oluthinta ukungahambisi kahle kwakhe ukuqokwa kwengoma ehlukanisa unyaka Kanye nokungaphathi kahle abasebenzi. Inhlangano yezokusakaza kuleli iSABC ikhiphe isitatimende osuwini layizolo…
ALIWUVALI UMLOMO IKHANSELA LASE BURFORD I-RED CROSS USIZA ABAKHAHLANYEZWA IZIKHUKHULA
Injabulo ibibhalwe emehleni kwikhansela lase Burford uMnuz Mthokozisi Khoza njengoba isicela sakhe kanye nomyango wezinhlekelele oThukela siphumelele. Izinhlangano ezizimele ezinjengo Adra kanye no Red Cross zihambele indawo yase Burford ngolwesithathu, lapho zidlulise…
KWEBIWE ISIZUMBULU SEMALI EMAHHOVISI KAMASPALA EDANDI
Amaphoyisa aseDundee asekuqinisekisile ukuthi iqulu lamadoda amahlanu abehlomile ahlasele phakathi kwamabili ekomkhulu likamasipala waseNdumeni kuVictoria Street. UCst Siyabonga Nkwanyana, okhulumela i-SAPS esifundeni saseMzinyathi UTHE lamadoda azenza abasebenzi bakamasipala.Babe sebekhipha izibhamu babopha unogada…
I-NSFAS INIKEZE ABAFUNDI ELINYE ITHUBA LOKUFAKA IZICELO ZOXHAS0
I-National Student Financial Aid Scheme (NSFAS) inwebe isikhathi sokufaka izicelo kubafundi abanabazali abahola imali ephansi. I-NSFAS yelule umnqamulajuqu wesicelo semalimboleko yayo entsha yokuxhasa abafundi abavela emakhaya ahola kancane kuze kube umhla ziyi-15…
UMNYANGO WEZASEKHAYA UZOKWENGEZA AMAHORA UKUZE ABAVOTI BALANDE OMAZISI
UMnyango Wezasekhaya unwebe amahora ayo okusebenza ukuze kuqoqwe omazisi ngaphambi kwempelasonto yokubhalisela ukuvota. Umnyango uthi uzovula amahhovisi awo amahora amabili engeziwe ngoLwesihlanu, kanti izakhamuzi zingavakashela amagatsha angakubo kusukela ngo-8 ekuseni kuze kube…
IPOLO INGENYE YEZIMOTO EZEBIWA KAKHULU KULELI
Ukudunwa kwezimoto kuyiqiniso elidabukisayo elibhekene nabanikazi bezimoto bakuleli nsukuzonke. IFidelity Services Group ixwayise ngokuthi kungase kunyuke izinga lokudunwa kwezimoto kusukela ngoJanuwari kuya kuFebhuwari, njengoba kunesidingo esikhulu sezimoto ezifana neToyota, Volkswagen, Ford neNissan….
SIVALELISWE NGEDILI LIKAMKHIPHENI ISIKHULU SASOTHUKELA
Abasebenzi, amakhansela kanye nezikhulu zomkhandlu uThukela zivalelise obengu Manenja yomkhandlu (MM) uMnuz MpUmelelo Mnguni osethathe umhlalaphansi . UMnguni ube ngumenenja iminyaka emibili emkhandlwini wasoThukela. Lapho weyengene ezicathulweni zika uMnuz Sithole owasula ngemva…
IMEYA YASELANGA LIBALELE IQALE UMKHANKASO WOKUGQUGQUZELA ABANTWANA BESIKOLE NGEMFUNDO
IMeya kaMaspala ILangalibalele Local Municipality UKhansela Mduduzi Myeza uqale uchungechunge lwezinhlelo zomkhankaso wokubuyela esikoleni lapho evakashele izikole ezingaphansi kwe-Wembezi Cluster ngaphansiNamuhla, uMhlonishwa iMeya uvakashele izikole ezine zamabanga aphezulu e-Wembezi Cluster ehlanganisa lezi…
KUZOSHAQWA UMUZI YENGQALABUTHO YEKWAITO EYAKHWABANISELA ABAHLWEMPU
Lowo ongumculi noprojusa odumile kuleli uArthur Mafokate ukhale ngaphansi enkantolo kwi sicelo sakhe sokuvimbela ukudliwa komuzi wakhe awuthenga ngemali ayeba kwa Lotto. UMafokate wafaka isicelo soxhaso esebenzisa inhlangano yakhe South i-African Art…
IZIBOSHWA ZITHOLE ITHUBA LOKUBHALISELA UKUVOTA IZOLO
I-Independent Electoral Commission of South Africa (IEC) ithi abantu ababhalisela ukhetho oluzayo sebedlule ku-27 million – lokhu ngokokuqala ngqa selokhu kwaqala umbuso wentando yabantu. Ikhomishana ibilokhu ibuyekeza abezindaba ngesimo sayo sokulungela ePitoli…
SEBENEZICATHULO EZINTSHA ABAFUNDI BASE MORNINGSIDE KWASITHOLE
bahlomule ngezicathula ezingaphezu kwamashumi amahlanu(50) abafundi base sikolweni i-Morningside Primary School endaweni yakwaSthole e Dundee. Labafundi bahlonzwe isikole njengoba ukhansela welandawa uThabo Ngcobo edlulise lomnikelo kuthishanhlonko wesikole uNkk. Gwebu. UNgcobo uthi iwadi…
BABOSHELWE UKWEBA AMAZAMBANE EPLAZINI EBERGVILLE
Njengoba kuya ngokumba eqolo ukudla ezitolo kuleli abantu bakuthola kunzima ukuthenga okuya ngasesiswini bese bezama izindlela ezilula ukuze belale bedlile. EBergville yindawo yasemakhaya edle ngamaplazi amaningi akhiqiza ukudla okuningi kanti abantu abahlala…