U-Evidence Makgopa noTeboho Mokoena bashaye amagoli esiwombeni sesibili iNingizimu Afrika ishaqisa iMorocco inqoba ngo 2-0 ku-Africa Cup of Nations esigabeni se-last 16 eSan Pedro ngoLwesibili. I-Morocco, ibiphakathi kwezintandokazi kulo mqhudelwano obanjelwe e-Ivory…
USOMABHIZINISI UBIZE ABASEBENZI BASOTHUKELA NGAMAVILA ANGAMANUKU
Uthukuthela uthelwa ngamanzi usomabhizinisi wase Illing road edolobheni uMnambithi uMnuz Salim wesitolo i-Ladysmith Hardware. Losomabhizinisi usola abasebenzi bomkhandlu uThukela ngobuvila nobunuku ngoba uthi sekuzophela isonto lesine manje kwaqhuma isitamkoko, wabika kodwa akekho…
I-ANC EMZINYATHI IHALALISELE INKOSI YASE MADUNGENI KWESOKUBA IPHINI LIKANDUNANKULU
Kulempelasonto esisuka kuyo kuqopheke umlando esizweni sikaZulu. ISilo uMisuzulu kaZwelithini ememezela uNdunankuku kanjolo nephini lika Ndunankulu kaZulu emcimbini woMkhosi waseSandlwana weminyaka eyikhulu nameshumi amane nanhlanu 145 Sandlwane Nquthu. ISilo simemezele umfundisi uThulasizwe…
ICELA USIZO INTOMBAZANYANA EYASALA DENGWANE KUSHA INDLU
Inzima impilo kuSthembile Phungula (24) wase Bergville eRockdale eZwelisha njengoba efihle ikhanda emzini womuntu ngemuva kokuthi uRondo abehlala kuwo nomtwana wakhe lasha langqongqa mhla zilishumi nambili kwephezulu. Iphephandaba lomphakathi UThukela News laziswe…
USEKELA KAPUTENI WEQEMBU LEBAFANA UTHI AKUSEKHO UKUCASHA EMDLALWENI WANAMUHLA
Umgadli wakuleli ophinde abe ngu sekela kaputeni we bafana bafana ogijima ezweni lase Egypt kwi qembu le Al alhly uPercy Tau, uthe isikhathi sokubeka izaba sesiphelile manje njengoba bezodlala Umdlalo wabo wesine…
UBROOS UNETHEMBEMBA ELIKHULU NGEBAFANA BAFANA
Umqeqeshi weBafana Bafana, u-Hugo Broos, uyazi ukuthi ukushaya iMorocco, engenye yeqembu eliyizintandokazi ku-Afcon, kuzoba wumqansa kodwa lomqeqeshi waseBelgium usenethemba lokuthi i-SA izolihlula leli zwe elikleliswe kuqala e-Afrika. Ukubona izingwazi ezifana ne-Egypt, Ghana,…
I-AFCON YAKULONYAKA SEYIZOBA NOSHAMPENI ABASHA
Lilokhu liqhubeke njalo nokuthi Uma liduma lithathe osemnyango limbeke emsamu kwezemidlalo eziqhubeka ezwenikazi lase Ivory Coast. Lokhu kuza ngemumva kokuba silokhu sikhale njalo isililo kwimidlalo Ka last 16 ku mqhudelwano we afcon…
INYUVESI YAKWAZULU IZOPHOQA IZITSHUDENI UKUTHI ZIFUNDE NGE-GBV KANYE NOKUCWASA NGOKOBUHLANGA
iNyuvesi yaKwaZulu-Natali isiyengeze izifundo zawo wonke umfundi eziqwashisa ngodlame lobulili kanye nokucwasa ngokwebala. Lesi sikhungo sithi inhloso ye-Innovative Critical Social Justice and Citizenship Module, eyethulwa kuleli sonto, yenzelwe ukusiza ukuguqula isimo sengqondo…
IKHOMISHANA ITHOLE UKUTHI IZIBHELU ZANGOJULY ZAZINGAHLANGENE NOKUBOSHWA KUKAZUMA
I-SA Human Rights Commission ithi abukho ubufakazi obutholakalayo obuhlanganisa ukuboshwa kobenguMengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma nezibhelu zikaJulayi 2021, Kodwa ithi ubufakazi buveza ukuthi izibhelu zazihleliwe. UKhomishana uPhilile Ntuli ubethula umbiko wokugcina wekhomishini…
IBHANTSHI LIGCWALE UMOYA KU-ANDILE JALI
UMike Makaab, oyi-ejenti ka-Andile Jali, ukuqinisekisile ukuthi u-Andile Jali naye usexoshiwe kuMoroka Swallows. ISwallows ike yaba sematheni muva nje ngenxa yezinkinga eziningi zangaphandle kwenkundla. IZinyoni zaseDube azizange ziyidlale imidlalo yazo emibili yokugcina…
I-ANC ISINQUME UKUMISA UBULUNGU BUKAZUMA EQENJINI ELIBUSAYO
Isigungu esiphezulu se-ANC kuzwelonke (NEC) sinqume ukumisa uJacob Zuma njengelungu. Ngokwemithombo ye-NEC, lo mhlangano ukhethe ukuthatha isinqumo sokuthi uZuma aqondiswe izigwegwe esikhundleni sokuthi axoshwe ngokushesha. Lokhu kulandela ukuthi uZuma kuthiwa wephule umthethosisekelo…
KUFE OYEDWA KUBANJWA IMOTO YEMALI ETHEKWINI
Kubulawe umsolwa osolwa ngokuba yisigebengu ngesikhathi kubanjwa inkunzi imoto yemali eThekwini ngoMsombuluko ekuseni. Isigameko senzeke kuWarwick Avenue enkabeni yeTheku ngezithuba zabo-08:00. Ngokusho kukaGarrith Jamieson we-ALS Paramedics, amaphoyisa ebephendula imibiko ngesigameko sokudubula ebesezeka….