Amaphoyisa anxusa abazali nabanakekeli ukuba baqikelele ukuvikela izingane kubantu abahlukumeza ngokocansi ngemuva kokubikwa kwesigameko sokudlwengulwa kwengane eneminyaka emithathu ubudala eLimpopo. Okhulumela amaphoyisa uLt-Col Mavela Masondo uthe owesifazane waseGabaza village ngaphandle kwaseTzaneen uvule…
i-SAPS IQOQE U-6 MILLION WAMARANDI OZOSIZA UKUFUNDISA IZINGANE ZAMAPHOYISA ASHONELA EMSEBENZINI
Umbutho Wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (i-SAPS) ikhumbule amaphoyisa awo ayi-140 ashona esemsebenzini kule minyaka emine edlule. I-SAPS igubhe usuku lukazwelonke lwamaphoyisa ngoMgqibelo ngokuqoqa imali engaphezu kuka-R6 million yokuxhasa izingane zamaphoyisa ashonile. Abadlali begalofu…
KUBANJWE ABANGU 27 000 BEZAMA UKUNGENA KULELI NGOKUNGEMTHETHO
I-Border Management Authority (BMA) ithi bangaphezu kuka-27 000 abantu abanqatshelwe ukungena eNingizimu Afrika ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi. UKhomishana we-BMA uDkt Mike Masiapato ubikele abezindaba ePitoli ngomkhankaso wezinsuku ezingu-43 owenziwe ngoDisemba. Uthi iningi labantu…
KUQOKWE UNDUNANKULU OMUSHA KAZULU ESANDLWANA
Isilo uMisuzulu kaZwelithini simangaze abaningi siphakamisa ukuthi uMfundisi Thulasizwe Buthelezi onguMeya womkhandlu IZululand District Municipality kube nguye uNdunankulu kaZulu omusha. Lesi sikhundla sivuleke ngemuva kokukhothama kweNkosi uMangosuthu Buthelezi eyayisiphethe. Abantu abaningi bebebheke…
BACELE UMUSA KANKULUNKULU BEVULA UNYAKA NGENKONZO E-NQUBEKOFM
Umsakazo womphakathi ozinze eMnambithi iNqubekofm ibambe inkonzo yokuvula unyaka namuhla ehholo lomphakathi enkabeni yedolobha. Abazalwane bamabandla ahlukene aqhamuka ezindaweni zaseMnambithi bagqoke amajoyini bazodumisa ndawonye,lomkhuleko bawenza njalo uma kuqala unyaka lapho besuke bekhulekela…
INJABULO KUHLOMULA UMELUSI WEZINKOMO WASE BLUE BANK EMNYANGWENI WEZOLIMO
Owesilisa wase ndaweni yase Blue Bank eMnambithi uhlomule emnyangweni wezolimo wesifundazwe iKwaZulu Natal ohlelweni lokuthuthukisa abalimi basemakhaya abane ntshisekelo emkhakheni wezolimo. UMnuz Vukani Khumalo osusha uthi ujabule ngohambo lwakhe kulomkhakha ngoba wawuthanda…
KUHLONISHWE ABENZE KAHLE KUMATIKULETSHENI E-ALFRED DUMA
Izolo umkhandlu iAlfredDuma ibambe umcimbi waminyaka yonke yokuhlonipha abafundi abenzekahle kumatikuletsheni kunyaka ka2023. Lomcimbi wethulwe ngumeya womkhandlu umhlonishwa Cllr Zama Sibisi ngenhlosobyokuchoma uphaphe abafundi abalishumi abenzekahle kanye nokwamukelisa abangu 200 imali yokubhalisa…
INKANTOLO INIKE URAMAPHOSA IGUNYA LOKUDLULISELA PHAMBILI ISINQUMO NGOMISUZULU
INkantolo eNkulu yaseGauteng, ePitoli, inikeze uMengameli Cyril Ramaphosa imvume yokudlulisa isinqumo esihoxise isinqumo sakhe sokuhlonipha uMisuzulu kaZwelithini njengenkosi yamaZulu. Isinqumo sokuhoxiswa kwesinqumo sokuhlonishwa senziwa ngoDisemba 2023.Ngemuva kokubeka eceleni isinqumo sikaMengameli Ramaphosa iNkantolo…
ISUNDOWNS ICUTHELE ISIKHWISHIKHWISHI SOMDLALI WEPIRATES
ISIHLABANI seqembu lebhola likanobhutshuzwayo lakuleli i-Orlando Pirates, uThembinkosi Lorch, sisematheni kubathandi bebhola likanobhutshuzwayo. Lokhu kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi angase ashiye uMabhakabhaka aye kuMamelodi Sundowns. Yize kungekho okuqinisekisiwe okwamanje, abalandeli sebevele babelana ngemicabango…
KUGWETSHWE OWAKULELI PHESHEYA EBANJWA NEZIMPONDO ZIKABHEJANE EZIBIZA R16.9 MILLION
Inkantolo yaseSingapore igwebe owesilisa waseNingizimu Afrika iminyaka emibili ejele ngoLwesihlanu ngokushushumbisa izimpondo zobhejane, lesigwebo esinzima kunazo zonke ezake zakhishwa kuleli dolobha ngokushushumbisa izingxenye zezilwane zasendle. Sthembiso Gumede Joel waboshwa esikhumulweni sezindiza saseSingapore…
ABAPHATHI BATHI AMAPHAPHU PHANSI KUBAFUNDI BE LEARNERSHIP EBERGVILLE NGOLWAMAHOLO
Abafundi base Bergville abangaphansi kohlelo lwe Learnership ye Business Administration badlulise izikhalazo zabo ngokungatholi iholo labo abalithola zinyanga zonke nosekuphele izinyanga ezimbili, labafundi bathi kabasazi ngokuqhubekayo njengoba bengatholi ukucaciseleka ngokwenzeka ngabo manje…
UZANDILE UTHI AMABHUBESI AKWAKHUMALO AWAZIKHATHAZI NGEMIBONO YEZIMVU
Liyaqhubeka nokuqulwa icala lalowo owayengunozinti we Orlando Pirates neBafana Bafana uSenzo meyiwa. Kamuva nje ngokwesitatimende esifundwe enkantolo siveze ukuthi lowo owayezwana naye nongumama wengane yakhe uKelly khumalo wayalela abasolwa ukuba babulale uSenzo…