Ezinyangeni ezedlule amaphoyisa KwaZulu-Natal abe nenqubekela phambili enkulu ekulweni nobugebengu esifundazweni, akhipha izibhamu emigwaqeni aphinde abopha abantu abangaphezu kuka-10 000 ngamacala ehlukene. EThekwini isishoshovu samalungelo abantu uMary de Haas sigcizelele isidingo sokuthi…
Category: Ezepolitiki
IPICK N’ PAY ICELA KUBUYISWE IBHOTELA ELINOBUTHI
U-Pick n Pay usecele kubbuyiswe izinhlobo ezintathu zebhotela elidayisa ezitolo zabo okuyi No Name Smooth Peanut Butter, Eden Smooth Peanut Butter kanye ne-Eden Crunch Peanut Butter – adayiswa ezweni lonke. Lesi sitolo…
INGAMAMPUNGE EYOKUMISWA KOMPHATHI WOKHOZI FM
Kusabalale umbiko ezinkundleni zokuxhumanza ngokumiswa kwaloyo ongumphathi wokhozifm uNksz Sibongi Ngcobo ngodaba oluthinta ukungahambisi kahle kwakhe ukuqokwa kwengoma ehlukanisa unyaka Kanye nokungaphathi kahle abasebenzi. Inhlangano yezokusakaza kuleli iSABC ikhiphe isitatimende osuwini layizolo…
I-NSFAS INIKEZE ABAFUNDI ELINYE ITHUBA LOKUFAKA IZICELO ZOXHAS0
I-National Student Financial Aid Scheme (NSFAS) inwebe isikhathi sokufaka izicelo kubafundi abanabazali abahola imali ephansi. I-NSFAS yelule umnqamulajuqu wesicelo semalimboleko yayo entsha yokuxhasa abafundi abavela emakhaya ahola kancane kuze kube umhla ziyi-15…
UMNYANGO WEZASEKHAYA UZOKWENGEZA AMAHORA UKUZE ABAVOTI BALANDE OMAZISI
UMnyango Wezasekhaya unwebe amahora ayo okusebenza ukuze kuqoqwe omazisi ngaphambi kwempelasonto yokubhalisela ukuvota. Umnyango uthi uzovula amahhovisi awo amahora amabili engeziwe ngoLwesihlanu, kanti izakhamuzi zingavakashela amagatsha angakubo kusukela ngo-8 ekuseni kuze kube…
IPOLO INGENYE YEZIMOTO EZEBIWA KAKHULU KULELI
Ukudunwa kwezimoto kuyiqiniso elidabukisayo elibhekene nabanikazi bezimoto bakuleli nsukuzonke. IFidelity Services Group ixwayise ngokuthi kungase kunyuke izinga lokudunwa kwezimoto kusukela ngoJanuwari kuya kuFebhuwari, njengoba kunesidingo esikhulu sezimoto ezifana neToyota, Volkswagen, Ford neNissan….
KUZOSHAQWA UMUZI YENGQALABUTHO YEKWAITO EYAKHWABANISELA ABAHLWEMPU
Lowo ongumculi noprojusa odumile kuleli uArthur Mafokate ukhale ngaphansi enkantolo kwi sicelo sakhe sokuvimbela ukudliwa komuzi wakhe awuthenga ngemali ayeba kwa Lotto. UMafokate wafaka isicelo soxhaso esebenzisa inhlangano yakhe South i-African Art…
IZIBOSHWA ZITHOLE ITHUBA LOKUBHALISELA UKUVOTA IZOLO
I-Independent Electoral Commission of South Africa (IEC) ithi abantu ababhalisela ukhetho oluzayo sebedlule ku-27 million – lokhu ngokokuqala ngqa selokhu kwaqala umbuso wentando yabantu. Ikhomishana ibilokhu ibuyekeza abezindaba ngesimo sayo sokulungela ePitoli…
INYUVESI YAKWAZULU IZOPHOQA IZITSHUDENI UKUTHI ZIFUNDE NGE-GBV KANYE NOKUCWASA NGOKOBUHLANGA
iNyuvesi yaKwaZulu-Natali isiyengeze izifundo zawo wonke umfundi eziqwashisa ngodlame lobulili kanye nokucwasa ngokwebala. Lesi sikhungo sithi inhloso ye-Innovative Critical Social Justice and Citizenship Module, eyethulwa kuleli sonto, yenzelwe ukusiza ukuguqula isimo sengqondo…
IKHOMISHANA ITHOLE UKUTHI IZIBHELU ZANGOJULY ZAZINGAHLANGENE NOKUBOSHWA KUKAZUMA
I-SA Human Rights Commission ithi abukho ubufakazi obutholakalayo obuhlanganisa ukuboshwa kobenguMengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma nezibhelu zikaJulayi 2021, Kodwa ithi ubufakazi buveza ukuthi izibhelu zazihleliwe. UKhomishana uPhilile Ntuli ubethula umbiko wokugcina wekhomishini…
I-ANC ISINQUME UKUMISA UBULUNGU BUKAZUMA EQENJINI ELIBUSAYO
Isigungu esiphezulu se-ANC kuzwelonke (NEC) sinqume ukumisa uJacob Zuma njengelungu. Ngokwemithombo ye-NEC, lo mhlangano ukhethe ukuthatha isinqumo sokuthi uZuma aqondiswe izigwegwe esikhundleni sokuthi axoshwe ngokushesha. Lokhu kulandela ukuthi uZuma kuthiwa wephule umthethosisekelo…
KUFE OYEDWA KUBANJWA IMOTO YEMALI ETHEKWINI
Kubulawe umsolwa osolwa ngokuba yisigebengu ngesikhathi kubanjwa inkunzi imoto yemali eThekwini ngoMsombuluko ekuseni. Isigameko senzeke kuWarwick Avenue enkabeni yeTheku ngezithuba zabo-08:00. Ngokusho kukaGarrith Jamieson we-ALS Paramedics, amaphoyisa ebephendula imibiko ngesigameko sokudubula ebesezeka….