U-Irvin Barnes uqokwe njengoMengameli weNational Freedom Party (NFP) engqungqutheleni yokukhetha ubuholi eqhubeka eThekwini. UBarnes ubebhekene noZandile Myeni othole amavoti angu-190 kanti uBarnes yena wathola angu-208.Zingaphezu kuka-600 izithunywa ze-NFP ezivotele abaholi abasha engqungqutheleni…
Category: Izindaba Zikazwelonke
I-ANC EKZN ISOLA UMSHOLOZI NGOKUGOVUZA IQEMBU
I-African National Congress KwaZulu-Natal isole owayengumholi wayo ngokuzama ukugovuza adide abavoti be -ANC. Lokhu kulandela ukuthi owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, ememezele ukuthi angeke nangengozi avotele i-ANC ngonyaka ozayo. Ekhuluma esithangamini nabezindaba…
ANGEKE UCINYWE UGESI KUZE KUBE ULWESIHLANU KULELI
iNingizimu Afrika izothola ugesi ngokuphelele kuleliviki lonke ngokusho kwabakwa- Eskom. Esitatimendeni esifushane kwabezindaba ngeSonto, uDaphne Mokwena wakwa-Eskom uthe lokhu kungenxa yentuthuko eqhubekayo emandleni okuphehla. “I-Eskom izoqapha ngeso lokhozi uhlelo lukagesi izwazisa umphakathi…
LIPHAMBILI IGAMA LEPHINI LEMEYA YETHEKU ENGQUNGQUTHELENI YE NFP
Libambe ingqungquthela yesibili kazwelonke iqembu iNational Freedom Party (NFP) lengqungquthela ibanjelwe eThekwini eOlive Convention Center izothatha izinsuku ezintathu. Kule ngqungquthela kubonakala igama lephini le meya yeTheku u Zandile Myeni liphuma phambili kwelesobuMengameli…
BAKHALA NGOKUDAYISELWA UKUDLA OKONAKELE EBERGVILLE
Abathengi besitolo uSpar Bergville sebezwakalise ukukhathazeka ngokudayiselwa ukudla osekonakele. Namuhla umthengi othathe isithombe sesinkwa esesikhuntile uye wabhala kufacebook ebuza ukuthi kanti konakelephi ngalesi sitolo, lokhu ukwenza nje kungekudala omunye wezakhamizi naye wayekhala…
AYAQINA AMAHLEBEZI OKUSHIYA KUKAMSHOLOZI KWI-ANC
Kunokunyakaza kwezepolitiki kuleli njengoba lowo owayenguMengameli uJacob Zuma kulindeleke ukuthi enze isimemezelo esikhulu ngekusasa lakhe kwezombusazwe. Ngokombiko onikezwe abezindaba ongenalo igama lepolitiki noma uphawu, kodwa inombolo nje yokuxhumana, uZuma kulindeleke ukuthi adalule…
BACELA KUBUYISWE USIMENDE ONGEKHO EZINGENI LOKUSETSHENZISWA
Inkampani yaseNingizimu Afrika i-Econo Cement isolwa ngokuba nomkhiqizo ‘ongekho ezingeni’ yinhlangano ebhekelele ukuthi abantu bakuleli bathengiselwa impahla esezingeni iNational Regulator for Compulsory Specifications (NRCS). Lenhlangano icele abathengi nezitolo ezidayisa impahla yokwakha ukuthi…
UMENGAMELI UZOSIPHONSELA INSELELO ISINQUMO SENKANTOLO EPHAKEME NGELOKUGUNYAZA ISILO
INkantolo ephakeme iNorth Gauteng yathola ukuthi isenzo sika Mengameli Cyril Ramaphosa sasingekho emthethweni futhi akaphelelisanga imithetho nemigudu efanele ngesikhathi egunyaza isilo samazulu. Ihhovisi likaMengameli lithi uMengameli usifundile isinqumo senkantalo ephakeme iNorth Gauteng…
AVALIWE AMABHISHI ASETHEKWINI NGENXA YEGCIWANE ELITHOLAKALE OLWANDLE
uMasipala weTheku kanye nenhlangano ezimele i-Adopt-a-River and Talbot bakhiphe umbiko okhombisa ukwenyuka kwegciwane elaziwa nge -E. coli emabhishi akuleli dolobha. Kusukela emabhishi aseningizimu njenge-Ushaka kuya emabhishi asenyakatho njenge-Country Club Beach, amazinga e-E….
LISOLWA NGOKU”QHASHA” AMALUNGU AMASHA AVELA KWI-EFF IQEMBU LE-ANC
UMKHANKASO wokwamukela amalungu e-ANC awuhambanga kahle kuNobhala-Jikelele we-ANC, uMnuz Fikile Mbalula, ngesikhathi ehlangabezana nembibizane ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokubonakala kwemoto inikezela izikibha kubantu abebengamalungu e-Economic Freedom Fighters (EFF) ngeSonto. . Kwi-video, ngaphandle nje…
ININGIZIMU AFRIKA ICINYELWE UGESI IZINSUKU EZINGU 322 KULONYAKA
iNingizimu Afrika ibe nokucinywa kukagesi Izinsuku ezingu 332 enyakeni ka 2023. Lokhu kukhombisa ukuthi inkinga kagesi iya ngokuya iba nzima kalula kuleli. Lezi zibalo, ezihlanganiswe ngabakwa-EskomSePush kanye ne-The Outlier, zikhombisa ukukhula ngendlela…
UVALO KUTHOLAKALA ABANYE FUTHI ABANTWANA BEGCWALISWE IBHASI
Sekube nokwesaba kubazali ngemuva kwemibiko yokutholakala kwabantwana abaneminyaka elinganisewa kweyisithupha nelishumi nane ebhasini ebelisuka eMidrand liya eKimberly ngoLwesibili. Kuzokhumbuleka ukuthi emavikini adlule kubikwe ngabantwana abebegcwele ama bhasi besuswa eZimbabwe bengeniswa kuleli kanti…