UMnyango Wezempilo Kazwelonke uthi izingane ezingu-1 708 “zibelethwe ngokuphepha” ezikhungweni zezempilo zikahulumeni ngoSuku lukaKhisimusi.Okhulumela uMnyango, uFoster Mohale, uthe lesi sibalo sakhiwe ngamantombazane angu-868 nabafana abangu-840. Ubalule nokuthi bangaphezu kuka-140 amantombazanyana angaphansi kweminyaka…
Category: Izindaba Zikazwelonke
IZOBUYA NGEZINKANI I-LOAD SHEDDING EMVA KWAMAHOLIDI
INational Rationalized Specifications Association of South Africa (NRS) ithi isimo esikhona sokungaphazamiseki kukagesi ngeke sihlale unomphela, njengoba sizonyuka maduze nje isidingo. USihlalo we-NRS uVally Padayachee uthi ukuhlinzekwa kukagesi okuqhubekayo kungenxa yezimboni ezinkulu…
UCWANINGO LUVEZA UKUTHI ABANTU BESILISA ABABULAWA KAKHULU KULELI
Ukubulawa kwabantu kuleli kusezingeni eliphezulu kakhulu, ngokwezibala zobugebengu ziveza ukuthi abangu 68 abantu ababulwa nsuku zonke kuleli. Abantu besifazane kanye nezingane uma kubikwa kuyaye kube ngathi yibona bantu abayizisulu zokuhlukunyezwa kanye nokubulawa…
AKUZUKUCISHWA GESI KULOKHISIMUZI – RAMOKGOPA
UNgqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa uthe unesiqiniseko sokuthi amalambu azohlala ekhanya ngaso sonke isikhathi samaholidi kaKhisimusi. Utshele abezindaba ngoLwesine ngesimo sikagesi, njengoba izwe ligubha usuku lwesikhombisa ngaphandle kokucishwa kukagesi. URamokgopa uthe bakhuphule izinga…
UNDOSI UTHI YIHABA UKUTHI WADLA R450 000 KOWAMANQAMU WELOMBHOXO EFRANCE
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, uthe imali elinganiselwa kuhhafu wesigidi yasetshenziswa wuhulumeni ukuthumela yena nomsizi wakhe ukuyobuka umdlalo wamanqamu weNdebe yoMhlaba yeRugby ebiseFrance. Empendulweni yakamuva yePhalamende, uCele uveze ukuthi uMnyango Wezamaphoyisa wasebenzisa…
I-SANBS ITHI IZOSHODA NGEGAZI KULOKHISIMUZI
ISouth African National Blood Service (SANBS) ihlaba ikhwelo lokuthi kumele kunikelwe ngokushesha njengoba isitokwe segazi sehla kakhulu. Lokhu kuthiwa kwenzeke ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi, njengoba iningi labantu abanikela ngegazi lisuke lihamba noma lisemaholidini….
UMDLETSHE UTHI BEBEZIDLALELA NJE ABEBENZE INGQUNGQUTHELA YE-NFP NGEMPELASONTO
Uqhekeko lubukeka lukhula kuNational Freedom Party (NFP) njengoba izinhlangothi ezimbili zibanga ubuholi. Ngempelasonto elinye uhlangothi libe nengqungquthela yokukhetha ubuholi eThekwini. Kodwa uNobhala-Jikelele weqembu, uCanaan Mdletshe, uthe isigungu esiphezulu seqembu siyayiphikisa imiphumela. UMdletshe…
INDLOVUKAZI ISHIYE ISIGODLO IKUMKANI INQABA UKUTHI ITHANDAZE
Akuhambi kahle emshadweni ophakathi kweNdlovukazi yabaThembu uNolubabalo Khazeka Mcinga kanye neNkosi yalesi sizwe INkosi Buyelekhaya Dalindyebo. Akuphelanga ngisho izinyanga ezine laba bobabili beshadile njengoba babopha ifindo lomshado ngoNcwaba kulonyaka kodwa imibiko iveza…
SEKUBHEDUKE ISIFO SAMARABI KWAZULU-NATALI
UMnyango wezoLimo usukhiphe isexwayiso kulabo abazohambela amaholidi ngenxa yokubheduka kwesifo samarabi ezindaweni ezisogwini KwaZulu-Natal nase-Eastern Cape. Amarabi, yigciwane eliyingozi elithelelana ngamathe ezilwane ezinalesi sifo. Ukutheleleka kwenzeka lapho isilwane esinalesi sifo siluma, simnwaya…
UPAPA UNIKE OFATA BAMAROMA IGUNYA LOKUBUSISA IMISHADO YABOBULILI OBUFANAYO
ngoMsombuluko ibandla lamaKhatholika lifinyelele esinqumweni esiyingqopha-mlando esigunyazwe uPapa uFrancis sokuthi abefundisi bamaRoma aKhatolika sebengabusisa imishado abathandana nobulili obufanayo inqobo nje uma bengeyona ingxenye yemikhuba noma izinkonzo ezivamile zeSonto. Incwadi evela ehhovisi lezemfundiso…
URAMAPHOSA UTHI UMUNTU NOMUNTU UNELUNGELO LOKUVOTELA NOMA YILIPHI IQEMBU ALITHANDAYO
UMongameli wezwe uMnumzane Mmatamela Ramaphosa uthi kuyilungelo lanoma yisiphi isakhamuzi saseNingizimu Africa ukuzikhethela ukuthi uvotela liphi iqembu okhethweni. URamaphosa ubephendula umbuzo wabezindaba mayelana nesimemezelo salowo owayenguMengameli wezwe UMnumzane uGedleyihlekisa Zuma asenze ngempelasonto…
BASINDE NGOKULAMBISA IBHASI LIGQAMUKA AMALANGABI BEPHAKATHI
Namanje abakholwa abagibeli bebhasi elivele lagqamuka amalangabi lasha lisemgwaqeni lihamba namuhla ekuseni ngezithuba zehora lesithupha. Lelibhasi ebelisuka eGoli lilibhekise eThekwini, kuthiwa livele lavutha amalangabi lisashosholoza emgwaqeni uN3 maduzane nase-Altra City ngasemgwaqeni ongenela…