UNtando Mhlongo waseNanda eThekwini ophethwe yisifo esingajwayelekile sokukhukhunyalelwa yisisende. ufike esibhedlela esizimele sasemnambithi iLarvena izolo kanti ukuhlinzwa kwakhe kuqale ligamenxe ihora lesishagalolunye. Ithuleleni TV kaMduduzi Mkwanazi yiyona eveze loludaba lapho uNtando ebecela…
KUSOLWA INGCINDEZI YOKULAHLEKELWA NGUMSEBENZI KOZIKHUNGILE OSINDISWENI – KZN
Owesilisa oneminyaka engu26 utholakale ezikhungile ekhaya Osindisweni namhlanje. AbeReaction Unit South Africa (RUSA) bafike endaweni yesigameko eyaziwa ngokuthi kuse-Ethumbela bafica owesilisa ezikhungile eseshonile. Ngokusho komakhelwane lona wesilisa ubesebenza eplazini naxoshwe kulo ngenyanga…
KUNGAHLE KULAHLEKE IMISEBENZI ENGAPHEZU KUKA 100 000 EZIMAYINI ZAKULELI
Ukushintshela kweNingizimu Afrika kumandla avuselelekayo kuzoyiqeda imboni yamalahle, kube nomthelela kubasebenzi abangaphezu kwezi-100 000 ezimayini, eziphehla ugesi kanye nezimboni ezihambisana nazo. Njengoba igxile kakhulu eMpumalanga, izimayini zamalahle ezingama-65 kwezingama-78 zaseNingizimu Afrika zikhiqiza…
BAFUNA KUNYUSWE KAKHUDLWANA INTELA YOTSHWALA, UGWAYI NOSHUKELA KULELI
Inhlangano esanda kusungulwa i-Health Tax Alliance (HTA) icela uhulumeni waseNingizimu Afrika ukuthi anyuse intela kagwayi, utshwala neziphuzo ezinoshukela ukuze kwehliswe umthwalo ohlelweni lwezempilo lomphakathi oluvela ezifweni ezifana nesifo sikashukela, umdlavuza kanye nezimo…
UGWETSHIWE OWATHOLAKALA NEZIDAKAMIZWA EZINGABIZA R26 000 ENYUKHASELA
NgoLwesihlanu zingama-25 kuMfumfu wezi-2024, iNkantolo yeMantshi yaseMadadeni yagweba uSandile Philemon Luthuli (41) ngokudayisa izidakamizwa. Ngomhla zingama-25 kuMfumfu wezi-2024, amalungu oKlebe aphuma eNewcastle Serious Organised Crime Investigation athola ulwazi mayelana nomuntu owayephethe isibhamu…
USIZI KUDUTSHULWA KUBULAWA UMFANYANA ONEMINYAKA EMINE
UJerimiah Xolo oneminyaka emine udutshulwe wabulawa umsolwa ongaziwa eZwelisha Ethekwini – Kwazulu Natal. Lesi sigameko kuthiwa senzeke ngezithuba zehora lesishiyagalolunye ebusuku izolo Amaphoyisa aphuthume endaweni yesigameko kwathi uma efika athola umfanyana enenxeba…
UKHONGOLOSE UFUNA UHULUMENI AQINISE IMITHETHO YOKUSEBENZA KWEZIPHAZA
I-ANC inxuse uhulumeni ukuthi asheshise ukuqinisa imithetho yezitolo zeSpaza. Lokhu kulandela ukwenyuka kwamacala okusolakala ukuthi anoshevu ekudleni athinta izingane. Ziningi izigameko ezibikiwe kule nyanga ezibonakala zihlobene nezingane ezithenga ukudla okulula ngaphandle kwezikole….
KUMINZE KWASHONA ABANTU ABABILI NGEMPELASONTO E-KZN
Kugwilize abantu ababili ezigamekweni ezehlukene eKZN. Odokotela bathi owesilisa uminze eBallito Beach, enyakatho yeTheku. Okhulumela i-IPSS Search and Rescue, uSamantha Meyrick, uthi abantu abebesebhishi ngaleso sikhathi bakwazile ukumkhipha lo ominzile kodwa ubeseshonile….
KUBOSHWE ABABILI NGOKUBULAWA KUKATHISHA WASEPHIKISWAYO PRIMARY SCHOOL PHAMBI KWABANTWANA
Abaseshi bophiko lweProvincial Serious and Violent Crimes babophe abasolwa ababili ngecala lokubulala uthisha (46) wasePhikiswayo Primary School, eNtuzuma. Uthisha wadutshulwa kabuhlungu emagcekeni esikole ekuseni zingama-29 kuJulayi 2024. Imibiko ithi owesilisa wangene esikoleni,…
KUSHONE ABANE KWALIMALA ABATHATHU KUDUTSHULWANA EMTSHEZI
Kube muncu endaweni yaseLoskop emtshezi ngesikhathi kudutshulwa kubulawa abantu abane kwathi abathathu baphuthunyiswa esibhedlela. Lesi siigameko esenzeke izolo ngezithuba zehora lesithupha ntambama lapho kusolakala ukuthi bekunomcimbi khona ngesikhathi kugasela amadoda angaziwa avulela…
IQEMBU LE-MK LIHLINZEKE ABAFUNDI BAKAMATIKULETSHENI BASEWEMBEZI HIGH NGAMANZI NONOGADA
Iqembu loMkhonto Wesizwe eMtshezi lihlinzeke abafundi bakamatikuletsheni ngamanzi ahlanzekile njengoba bechitha isikhathi esiningi besesikoleni njengoba bezilungiselela ukubhala izifundo ezehlukahlukene. Leliqembi, lithi libone isimo esingesihle kwesinye sezikole eziselokishini laseWembezi iWembezi High School base…
BUDLA LUBI UBUGEBENGU NGASEMABHEKAZI EMNAMBITHI
Uyadlondlobala umkhuba wezigelekeqe wokuphuca abantu izimoto zabo endaweni ephakathi kwaseMabhekazi naSemaphemvan eMnambithi. Lendawo sekubikwe izigameko eziningana lapho izigilamkhuba zizama ziphinde ziphuce abantu khona izimoto. Iningi lezisulu zithi kuvele kuvumbuke iqulu lezigilamkhuba emgwaqeni…