namuhla umkhandlu waseNdumeni uzohlala umhlangano wokudingida isiphakamiso sokukhipha umeya kamaspala wase Ndumeni uSyabonga Ndlovu. Iqembu Abantu Batho Congress (ABC) lifake incwandi yokungabuthembi ubuholi bukaNdlovu. Lencwadi ifakwe ikhansela uMbulelo Phakathi. Kwenye yazinto evezwa…
KUBEKWE UMEHLO KABONI WE R1 MILLION KULOWO OYOBA NOMKHONDO WOMTWANA OLAHLEKILE
Umholi we-Patriotic Alliance (PA) uGayton McKenzie umemezele ukuthi uzokhipha u-R1million emalini yakhe ukuze aklomelise noma ngubani ongaba nolwazi ngokuthi ukuphi uJoshlin Smith oneminyaka engu-6, olahlekile. UMcKenzie ungene bukhoma kuFacebook wakhe izolo ezwakalisa…
KUBULAWE UMTWANA WESIKOLE KWABOSHWA UMZALA WAKHE
Umfundi webanga le-11 utholwe ebulewe ekamelweni likamzala wakhe ngemuva kokuduka. Kusolwa ukuthi u-Owamie Visagie, 17, waseChipa-Tabane Secondary School eRefilwe, eCullinan, ngaphandle kwaseTshwane, wagcina ukubonwa ngumama wakhe ngeSonto ngezithuba zabo-18:00. UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo…
UZOYIVIKELA INTUTHUKO YAMANZI UMPHAKATHI WASEBURFORD
Umphakathi wase Burford eSigodiphola izolo ubize umhlangano ophuthumayo nekhansela lendawo uMthokosizi Khoza. Umphakathi ukhathazekile ngabantu bakulendawo abafuna ukumisa uhlelo lokufakwa kwamanzi endawoni. lo mphakathi uthi kunomuntu wendawo omise usonkontileka obafakela amanzi.Bathi ubuza…
INKANTOLO ICHITHE UMTHETHO OVIMBELA UKUTHI ABOKUFIKA BATHOLE IMALI KA-RAF UMA BELIMALA KULELI.
Isikhwama seRoad Accident Fund (RAF) sibize “njengesimanga” isinqumo seNkantolo eNkulu esikhishwe kuleli sonto esibeke eceleni imithetho emisha edinga abakwamanye amazwe ukuthi baveze ubufakazi bokuthi babekuleli ngokusemthethweni ngesikhathi behlelwa yizingozi. Ibhentshi eligcwele leNkantolo…
KUDALULWE IGAMA LOSOLWA NJENGOWAKHIPHA IMALI ETULWENI LOKUBULAWA KUKA – AKA
Umseshi ophenya ngokubulawa kukaKiernan “AKA” Forbes nomngani wakhe, uTebello “Tibz” Motsoane, ngaphandle kweWish eFlorida ngoFebhuwari nyakenye usola umnyombo wokuhlomula kuka-R800,000 ngusomabhizinisi waseThekwini uSydney Mfunda Gcaba. U-Warrant Officer Kumarasan Pillay wenze lezi zinsolo…
UZWAKELE MNCWANGO UTHEMBISE UPENNY NTULI UMSEBENZI
Umholi weqembu lezepolitiki i-Action SA esifundazweni sakwaZulu-Natali uZwakele Mncwango usephumele obala wethembisa umsakazi olaxazwe yiGagasi FM umsebenzi. UMncwango ubhale ekhasini lakhe lakuFacebook ukuthi unomsebenzi angawunikeza uPenny Ntuli futhi angaqala kuwona ngokushesha okukhulu….
BAKHIHLA ISILILO ABAFUNDI BASE-DUT ABATHI KUZE KUBE MANJE ABAKAZE BANIKEZWE IZINCWADI EZIBALULA UKUTHI SEBEQEDILE UKUFUNDA
Abafundi abangu-28 baseDurban University of Technology (DUT) kudingeke babeke impilo yabo engozini njengoba bengakazitholi izincwadi zokuphothula iziqu zabo. Omunye umfundi ongathandanga kudalulwe igama lakhe ngoba esaba ukuthi uzomhlukumeza uthe sekumele baphuthelwe amathuba…
UGWETSHWE UDILIKAJELE OWABULALA UMSHAYELI WE-CAP EMGUNGUNDLOVU
Ugwetshwe udilikajele umlisa waseMgungundlovu ngemuva kokulahlwa yicala lokubulala umshayeli wetekisi.INkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ishaye uSihle Myaka ngodilikajele kanye neminyaka engu-45 ebhadla ejele. Okhulumela i-KZN National Prosecuting Authority uNatasha Kara uthi ngo-2021, isisulu, uNkululeko…
UMNYANGO WEZEMFUNDO USHAYE UNGQIMPHOTHWE NGOKUNCIPHISA UKUDLA KWABANTWANA EZIKOLENI
UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal usuzichithile izinhlelo zokunciphisa isabelomali soHlelo Lukazwelonke Lokondliwa Kwabantwana Ezikoleni onyakeni wezimali ka-2024/25.Lokhu kuza ngemuva kokuthi ngoLwesibili uMnyango uhoxise isekhula obuyikhiphile mayelana nezinhlelo zokunciphisa isibalo sabafundi abathola ukudla ngaphansi kwalolu…
UBROOS ANGASE ASHIYE KWIBAFANA BAFANA
Iqembu lesizwe lakuleli iBafana Bafana nebukeka yenza kahle ngaphnasi komqeqeshi uHugo Bros kungenzeka ilahlekelwe yilomqeqeshi kungekudala. Ekuqaleni kwaleli sonto kuvele izindaba zokuthi uHugo Broos usevumile ukujoyina iqembu lesizwe laseTunisia. Ngokombiko weMosaique FM, uBroos…
UNZIMANDE UTHI AMAKOLISHI AVALIWE KUMELE ADLULISELE ABAFUNDI KWAMANYE AMAKOLISHI
UNGQONGQOSHE wezeMfundo ePhakeme, uBlade Nzimande, usenxuse inkampani ezimele, i-Educor, ukuthi yenze izinhlelo zokuthi abafundi bayo baqedele izifundo zabo kwezinye izindawo. I-Damelin, i-City Varsity, i-Icesa City Campus kanye ne-Lyceum College, zonke ezingaphansi kwe-Educor,…