Inhlangano eholwa uZwakele Mcwango i -Action SA kwisifundazwe sakwaZulu-Natal yenze obekungalindelekile ngemuva kokuthula usomqulu wezithembiso zokhetho egoli ngempelasonto. Lenhlangano ivakashele umndeni ka Thembeka “Nomarally” Dliwako ongawese Mgungundlovu kodwa ofunda eMnambithi. I-Action SA…
UMNYANGO WEZOLIMO UZOBAMBISANA NAMASONTO UKULWA NENDLALA
Njengoba izindaba zokudalwa komhlaba zigcizelela ukuthi umhlaba wayalelwa ukuba uhlinzeke zonke izidalwa eziphilayo ngokudla nokondleka, uMnyango wezoLimo nokuThuthukiswa kweziNdawo zaseMakhaya (DARD) usuthathe isinyathelo sokuqinisekisa ukuthi abazalwane baseKZN bathola ukudla okwanele ngokwethula uhlelo…
UMNYANGO UVALA AMAKOLISHI AZIMELE AMANINGI KULELI NGENXA YOKUNGAPHATHWA NGENDLELA
Amakhulu ezinkulungwane zabafundi angase asale dengwane ngemva kwesinqumo somnyango wezemfundo ephakeme nokuqeqesha sokusula ukubhalisa iDamelin, CityVarsity, Icesa City Campus kanye neLyceum College njengezikhungo zemfundo ephakeme ezizimele. Ngokwesitatimende esifakwe kwiGovernment Gazette ngoLwesihlanu, uMqondisi…
UHULUMENI USEGUNYAZE UKUSHINTSHWA KWEGAMA ELITHI “LADYSMITH”
UNgqongqoshe Wezemidlalo, Ubuciko Namasiko uZizi Kodwa usegunyaze ukushintshwa kwegama ledolobha ngokweSigaba 10 (2) soMthetho WoMkhandlu Wamagama Ezindawo eNingizimu Afrika (uMthetho No. 118 ka-1998). Ukuguqulwa kwegama kwashicilelwa kuGazethi Kahulumeni yangomhla zingama-22 kuNdasa, 2024….
UPENNY NTULI UTHI ULAXAZE IGAGASI NGOBA EHOLELWA UR2800. 00 NGENYANGA
Uphefumule okokuqala ngqa obengumsakazi weGagasi FM emva kokuphuma kwezinsolo zokuthi uyashiya emsakazweni Gagasi FM. UPenny Ntuli obe ngundaba mlonyeni vikini eledlule ngesikhathi kusabalala izindaba zokuthi angeke esaba yingxenye yalomsakazo. UPenny ubhale ekhasini…
ULAXAZE UZALO WALANDELO UBIZO LWABAPHANSI UMLINGISI
Umlingisikazi uBaby Cele uvalelisa emdlalweni wakuSABC1 Uzalo. Lo mlingisi odumile, obeseyingxenye yomdlalo odumile kusukela ngo-2017, ulingise indawo kaGabisile Mdletshe. UCele uke wahlaba ikhefu ngo-2021 kodwa wabuyela endimeni yakhe. Nokho, kulokhu usehamba unomphela,…
UKHOZI NOHLELO LOKUTHUNGATHA OZONGENA EZICATHULWENI ZIKABEEKAY
Umsakazo Ukhozi FM uzosungula uhlelo olukhethekile oluzothungatha uMsakazi ozongena ezicathulweni zikaBheka Beekay Mchunu ohlelweni uSigiya Ngengoma Lomsakazo uzokwenza uhlelo oluvulelekile ukubheka lomsakazi uzongena ngokugcwele kulolu hlelo alekelelane noBingelela Mpanza obesebenza noBeekay. Umthombo…
AKAYITHANGA “VU” EYO R1500 UMLOTSHWA ETHULA IZETHAMBISO ZOKHETHO ESANDLWANE
Iqembu lase Bergville i-African Poeple’s Movement (APEMO) lethule usomqulu walo wezethembiso zokhetho eSandlwana eBergville Leli qembu elihola umaspala wasoKhahlamba ngokubambisana ne-ANC neNFP lethule usomqulu walo izolo ngeSonto. Umengameli we APEMO uVikizitha Mlotshwa…
ABE PODCAST AND CHILL OHLELWENI OLUSHA KU-SABC 2
Abasakazi be-podcast abadumile uSolomzi ‘Sol’ Phenduka kanye noMacgyver ‘MacG’ Mukwevho bazongena kolunye uhlelo lokuzijabulisa kumabonakude maduze. Laba ababili abanamandla kwezokusakaza baqinisekise ukuthi bazophatha uhlelo olusha olubizwa nge-Raid the Cage: South Africa. Lolu…
‘UDOKOTELA” LANI UVULELE ICALA UMNYANGO WEZEMPILO AFUNA UMKHOKHELE U-9 MILLION
I-TikToker edumile nodokotela mbumbulu u-Matthew Bongani Lani owaboshwa ngo-Okthoba nyakenye ngokuzenza udokotela umangalele uMnyango Wezempilo eGauteng ‘ngokuxhashazwa’ ngonogada basesibhedlela iHelen Joseph Tertiary. Udokotela mbumbulu obenabalandeli abacishe babe ngu-300 000 ku-TikTok ngaphambi kokuba…
SIZOKWETHULWA NGOKUSEMTHETHWENI ISIKOLE SEBHOLA SIKA KAGISHO DIKGACOI
Lowo owayengumdlali wasesiswini weBafana Bafana uKagisho Dikgacio kulindeleke athule ngokusemthethweni isikole sokuqeqeshela ibhola eBloemfontein ngenyanga ezayo. UDikgacoi kuzokhumbuleka ukuthi wabeka amakhokho ethala ngonyaka ka 2018 kusuka lapho ubelokhu esebenzenkanzima ehlanganisa ngephupho lakhe…
ABEZEMPILO BAFUNA ISIFO SE-TB SIMENYEZELWE NJENGENHLEKELELE KULELI
Izishoshovu zezempilo zicela uhulumeni ukuthi amemezele isifo sofuba (TB) njengenkinga yezempilo kuzwelonke. Njengoba umhlaba wonke ugubhe ilanga leWorld Tuberculosis Day, ngeSonto, izinhlanganiso ezizimeleyo zithi ukulwa lokuqeda umkhuhlane lo oyingozi kudinga ukusebenzelana phakathi…