Amakhosi aKwaZulu-Natal atshele ubuholi be-ANC esifundazweni ukuthi bungazami ukuvakashela iSilo uMisuzulu kaZwelithini kuze kube kuxazululeka izinkinga abanazo noNdunankulu waso. Lesi sinqumo sithathwe ngoLwesithathu emhlanganweni weNdlu yoMdabu nobuholi bamaKhoi-San esifundazweni ezindlini zamabhilidi esiShayamthetho…
ISILILO KUBULAWA UDOKOTELA EMGUNGUNDLOVU
Bakhala ngesihluku abantu kutholakala udokotela eshonile efakwe ebhuthini yemoto yakhe eMbapi. UDr Zamambo Siphokazi Mkhize obesebenzela esibhedlela iHarry GwalaKubikwa ukuthi uhambe wangabuya emsebenzini izolo kulandela ukuthi ephume njengomuntu ibeyofuna ukudla. Uma kuhamba…
I-EFF OTHUKELA ISIGXEKE ISENZO SENKATHA SOKUNDIZISA IBHANOYI ABANTU BENGENAMANZI
Usihlalo we Economic freedom Fighters i-EFF ngamafuphi oThukela uMbongeni Shange usekhwele wadilika ezinkundleni zokuxhumana eqenjini le- IFP oThukela ngendiza ebeyindiza ezindaweni ezahlukahlukene ikhankasela ukhetho. uShange ebhala ekhasini lakhe kuFacebook uthe, “ngisale ngibambe…
I-ANC IGCINE ISETHEMBISO YAKHELA OSEKHULILE INDLU EMBUZWENI
Unobhala we African National Congress eJosiah Gumede Region uBonga Hlomuka uvule indlulu yesakhamuzi saseMbuzweni namuhla. Umkhulu uMboza Zwane wase Gudlintaba eMbuzweni ngonyaka ophelile wathenjiswa ANC eJosiah Gumede iholwa unobhala wayo u Bonga…
KUDUTSHULWE KWABULAWA ABABILI EZAKHENI IZOLO EBUSUKU
Amaphoyisa aseZakheni iaphenya icala lokubulala, ngemuva kokubulawa kwababili esigamekweni sokudubula kuNgonyama Street, izolo kusihlwa zingama-24 kuNdasa. Umuntu oyedwa uphuthunyiswe esibhedlela elimele kanzima. Abezimo eziphuthumayo bakwa-ER24, eMnambithi, KZNEMS nabeSAPS baphuthume endaweni yesigameko. Akukacaci…
IPOSI LIZOVALA AMAGATSHA ANGU 235 KULONYAKA
Ihhovisi lePosi laseNingizimu Afrika (i-SAPO) elibhekene nezinkinga lizodiliza eminye imisebenzi kulo nyaka njengoba lihlela ukuvala amanye amagatsha angama-235. Izinkulungwane kulindeleke ukuthi zidilizwe ngaphezu kwabasebenzi beSAPO asebevele bengu-6,000 abalahlekelwe yimisebenzi. Kusukela ngobhubhane lwe-covid-19…
KUBOSHWE ABASEZIMBABWE BETHOLAKALA NODIZILI WOKWEBIWA
Amaphoyisa abophe abantu abathathu baseZimbabwe ashaqa amalitha angu-2 187 odizili okusolakala ukuthi webiwe e-Ogies, eMpumalanga, ngoLwesine. Abasolwa, abaneminyaka ephakathi kuka-24 no-30, baboshwe ngemuva kombiko wokwebiwa kwamalahle kwenye yezimayini zaseMiddelburg ngoFebhuwari. “Ngesikhathi amaphoyisa…
ZISALE ENKUNDLENI IZINKABI EBEZIDUDULANA NAMAPHOYISA ESHOWE
Kudutshulwe kwabulawa izigebengu ezintathu ngesikhathi kuba nokudubulana phakathi kwazo namalungu ophiko lwe-SAPS kuNational Intervention Unit (NIU) ngesikhathi zisendleleni ziyobulala usomatekisi owaziwayo. Lesi sigameko senzeke eShowe ogwini olusenyakatho yeKwaZulu Natal ngoLwesine ntambama. Okhulumela…
UYELULAMA ESIBHEDLELA USCREAMER TSHABALALA
Owayengumqeqeshi weBafana Bafana ophinde abe ngumqondisi we-Orlando Pirates uStanley ‘Screamer’ Tshabalala udutshulwe ngesikhathi kugqekezwa emzini wakhe ngoLwesithathu ntambama. Okhulumela umndeni wakwaTshabalala uThato Matuka uziqinisekisile lezi zindaba. UMatula uthe amaphoyisa aseqale uphenyo ngalolu…
I-NFP IJABULELE UKUPHUMELELA UKUNGENELA UKHETHO
Umongameli weNational freedom Party (NFP) uMnumzane Irvin Barnes, usihlalo weNFP KwaZulu Natali uMbali Shinga namuhla bahambele indawo yase Mnambithi ngenhlaso yokuzokhuthaza amalunga e NFP ngokhetho oluzayo nokuzowaqinisekisa ukuthi kulonyaka balungenele ukhetho. uBarnes…
UNOGADA UDUBULE UZAKWABO MAQEDE WAGCWALA AMATHAFA
Unogada eBela-Bela, eLimpopo, sibhekise isibhamu salo somsebenzi kuzakwabo kulandela ingxabano eshubile esontweni eliseRadium lapho bebemiswa khona ngoSuku Lwamalungelo Abantu. Laba balisa ababili bebesemsebenzini ngesikhathi kuqubuka ingxabano, egcine ishubile, kwaholela ekutheni elinye iphoyisa…
UZOVALWA THAQA UTHELAWAYEKA U-N3 NAMUHLA
Abashayeli bezimoto abahlela ukusebenzisa uthelawayeka u-N3 kule mpelasonto kuzomele benze ezinye izinhlelo njengoba iSouth African National Road Agency (SANRAL) isimemezele ukuvalwa thanqa komgwaqo u-N3 kusukela ngo-17:00 ngoMgqibelo (March 23) kuya ku-04:00. ngoMsombuluko…