Selokhu savalwa kubuywa ephasikeni isikole samabanga aphansi endaweni yaseSun Valley Estate eWeenen iNdlondlweni Primary School. Abazali bafuna umnyango wezemfundo ukuba wakhe okanye ulethe amagumbi angomahamba nendlwane ukuze kuzoqhubeka ukufunda nokufundisa. Abantwana abenza…
KUVULWE ISIKOLE ESISEZINGENI ELIPHEZULU ENDAWENI YASENQUTHU
UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Frazer unikeze ngokusemthethweni isikole esisha sesimanjemanje sase-Ekucabangeni Secondary namuhla, 19 Ephreli 2024 esiFundeni saseMzinyathi.Uhlelo lwaseKucabangeni lwaqala mhla ziyi-18 kuLwezi wezi-2019 lwaphothulwa mhla ziyi-19 kuNhlangulana wezi-2023 ngesamba sezindleko…
UMNYANGO WEZOLIMO WETHULE UXHASO LOGANDAGANDA ABANGU 1128 ABAZONIKEZWA ABALIMI ABASAFUFUSA E-KZN
Ithuba lokukhula libe yibhizinisi elisimeme linikezwe abalimi ngohlelo oludidiyelwe oluzohlinzeka ngemishini, ingqalasizinda kanye nobungcweti bomkhakha. UNdunankulu uNomusa Dube-Ncube uhole ukwethulwa koHlelo Oludidiyelwe Lokuthuthukiswa Kwezolimo eRichmond ngoLwesine. Inani logandaganda abayi-1128U-R 17 million kanye…
LIHLEHLISIWE ICALA LEKHANSELA ELISOLWA NGOKUBULALA ELINYE ETHEKWINI
UNgiba ubhekene necala lokubulala owayemandulele futhi owayengenele ukhetho, uSiyabonga Mkhize, owayesohlwini lokuvota okhethweni lwangoNovemba 2021 kodwa wabulawa. Owayeyikhansela le-ANC eThekwini, uMnuz Mzimuni Ngiba, ohlale isikhashana phakathi kokunqoba ukhetho lokuchibiyela nokuboshelwa icala lokubulala…
KUSHONE OTHISHA ABABILI ENGOZINI YEMOTO ENYANTISAYO
Othisha ababili KwaZulu-Natal bayalashwa esibhedlela ngemuva kokulimala engozini yomgwaqo edlule nemiphefumulo yozakwabo ababili. UMnyango wezeMfundo eKZN uthi idlanzana lothisha laseNdwedwe, entshonalanga yeDolphin Coast, belihamba ndawonye ngesikhathi kwenzeka le ngozi ngoLwesithathu ebusuku. Okhulumela…
KUZOTHUNYELWA ITHIMBA LAMAPHOYISA AYISIPESHELI UKUYOPHENYA NGOKUBULAWA KWABANTU ENQUTHU
Sekubunjwe ithimba lamaphoyisa eliseqophelweni eliphezulu elizophenya ngodlame oluhlasele edolobheni laseNquthu enyakatho neKwaZulu-Natal.Okungenani bangu-10 abantu, okuhlanganisa abesifazane nezingane, asebebulewe kusukela ngo-2022. Ngokusho komnyango wamaphoyisa ukwanda kwezinga lobugebengu kudalwe yizinkinga ezingakaxazululwa phakathi kwabaholi bendabuko…
AMAQEMBU EZEPOLITIKI KWAZULU-NATAL AZIBOPHEZELE UKUZIPHATHA KAHLE KULOLUKHETHO
Ikhomishana eyengamele ukhetho kuleli iIEC kanye namaqembu ezepolitiki ahlukahlukene bahlanganyele emcimbini wokuzibophezela kwamaqembu eThekwini eDurban ICC izolo. I-IEC iqinisekise ukuthi sezimi ngomumo zonke izikhungo zokuvota esifundazweni saKwaZulu-Natal futhi isikulungele ukusingatha ukhetho. Kube…
KUBOSHWE UNOGADA OLUNDI NGECALA LOKWEBA ISAMBA SIKA R209 500
KUBOSHWE unogada wasoLundi enyakatho yeKwaZulu-Natal ngezinsolo zokweba ikhasimende u-R209 500. Umsolwa, 33, bekumele ayifake le mali ngemuva kokuyilanda kusomabhizinisi wasoLundi ngoLwesine olwedlule, kodwa ayizange ifakwe. Okhulumela oKlebe eKZN, uCaptain Simphiwe Mhlongo, uthe…
ICHIEFS IGAQELE UMANQOBA MGQITHI KWESOBUQEQESHI
I-Agent yebhola kuleli uMike Makaab usenikeze isibuyekezo ngekusasa likaManqoba Mngqithi kuMamelodi Sundowns. UMngqithi, osekuzophela inkontileka yakhe neSundowns ekupheleni kwesizini, ugaqelwe ngabomvu ngeKaizer Chiefs muva nje. Amakhosi asathungatha umqeqeshi ozothatha izintambo kuCavin Johnson…
UMISIWE EMSEBENZINI UTHISHA OSOLWA NGOKUDLWENGULA UMFUNDI
Umisiwe emsebenzini uthisha (41) waseMpumalanga kulandela ukuboshwa kwakhe ngecala lokudlwengula umfundi oneminyaka engu-14. Uthisha wesikole samabanga aphezulu Kanyamazane, eMbombela, uboshwe ngeSonto ngemuva kokuba unina kamufi evule icala lokudlwengula. Amaphoyisa esifundazwe athe umama…
BATHI BAZOHLALA BENQUNU KUZE KUBE BABUYISELWA EMSEBENZINI ONOGADA BASEZIBHEDLELA EGOLI
Iqeqebana lababhikishi abangaphezu kuka-60 babhikishe benqunu ngesikhathi bekanise ngaphandle koMnyango wezeMpilo eGoli ngoLwesibili. Amavidiyo alaba besifazane bekhumula asabalele ezinkundleni zokuxhumana izolo. Ngokusho kukaNobhala Jikelele weSouth African Cleaners Security and Allied Workers Union…
USOLWA NGOKUWAKA ABAFUNDI IZIMALI ZABO UMLINGISI ODUMILE
Izinkinga zemali zibukeka zilandela umlingisi ozalelwe eMlazi, uSiyabonga Shibe. NgoMashi, iphephabhuku iZiMoja ​​yabika ukuthi lo mlingisi wathembisa abafundi abane bamafilimu ngemifundaze abazofunda esikoleni esihlonishwayo samafilimu, i-AFDA. Akazange asifeze leso sithembiso kwadingeka ukuthi…