Umfana oneminyaka elishumi nesishanga lombili (19) wase Bergville e Bhethany osolwa ngokugwaza abulala entomazane eniminyaka engamashumi amabili nanye (21) uphelezele yikhansela ukuyozinikezela emaphoyiseni aseBergville izolo ebusuku. Ikhansela lendawo uMnumzane Tiza Khoza ukuqinisekisile…
UHLANGANISE IMINYAKA ENGU 100 UGOGO HLATSHWAYO WASEMNAMBITHI
Kube yinjabulo emndenini wakwa Hlatshwayo eMnambithi eWatersmeet ezitendeni bebungaza usuku lokuzalwa kukaGogo uNtombingezidiye Michal Hlatshwayoehlanganisa iminyaka elikhulu izolo. Ugogo ubevakashelwe uMeya womkhandlu iAlfred Duma Local Municipality uCllr Zama Sibisi obemphathele izipho, UMeyaUbonge…
ASEXOSHIWE AMAKHANSELA ETEAM SUGAR AVOTA NENKATHA UKUKHIPHA UMENGAMELI EKUBENI YIPHINI LEMEYA YASE NEWCASTLE
Umengameli we iTeam Sugar South Africa nobeyiphini lemeya yase-Newcastle KwaZulu-Natal usexoshe usibali wakhe noyikhansela eqenjini ngoba emsola ngokuvota ne-IFP okuholele ekutheni akhishwe esikhundleni. u Musa “Shukela ” Thwala umemezele ukuthi usemxoshile uMnuz…
KUMINZE ABAFUNDI ABABILI BEPHUME NESIKOLE
Abafundi ababili basesikoleni iDaveyton Skills School eBenoni bagwilize emfuleni iHennops ngaseCenturion ngesikhathi bephume nesikole ngoMsombuluko. Okhulumela uMnyango wezimo eziphuthumayo edolobheni laseTshwane uCharles Mabaso usiqinisekisile lesi sigameko. Uthe izikhulu zithole ucingo ngabo-3.15 ntambama…
KUSHONE ABATHATHU EMARGATE NGENXA YESIPHEPHO
Abantu abathathu balahlekelwe yizimpilo zabo ngemuva kwesiphepho esidale umonakalo eMargate. Ngokusho kukaMed-Evac, imoto abebekuyo yakhukhuleka ebhulohweni ngaseFiddlewood Farm ngeSonto ebusuku. Imoto itholwe endaweni eqhele ngamakhilomitha amahlanu kusekhona abantu abadala ababili nengane phakathi….
UVELILE ENKANTOLO UMLUNGISI HLONGWANE NGEZINSOLO ZOKUDLWENGULA INDODAKAZI YAKHE EYINKOSI EMANGWANENI EBERGVILLE
UMlungisi Hlongwane ongubaba weNkosi yaMangwane uNontobeko Hlongwane uvele enkantolo yaseBergville osukwini lanamuhla ngecala lokudlwengula. UMlungisi usolwa ngokudlwengula indodakazi yakhe ephindelela kusukela ngenyanga kaZibandlela nyakenye wasabisa ngokuyibulala. Lomlisa ubesandakudedelwa ejele ngohlelo lukahulumeni lukashwele…
LUQEDWE UMSWELI USIZI LUKANOSIPHIWE LWESIHLALO ESIHAMBA NGOGESI
Igcine ilutholile usizo intokazi yaseBergville leli phephandaba eke yabhala ngayo icela usizo lokunikelelwa ngesihlalo esizihambelayo ngenxa yokuthi lesi esejwayelekile asiyisizi okubangelwa yindlela ekhubazeke ngayo. UNosiphiwe Khumalo ona-37 wase-Oliviershoek, eBergville ngaphansi kuka-ward 08…
ZIKHALA NGOKUNUKUBEZWA KWE NKOSI NGUYISE IZNDUNA ZASEBERGVILLE.
Aziwuhlanganisi umlomo izinduna zesizwe samaNgwane ngesenzo esenziwa nguyise ozala iNkosi yesifazane yase Bergville sokunyukubeza indodakazi yayo ngikoncansi. Lezinduna zithi isizwe siyazi ngalento kanjalo nebasendlunkulu bayazi kodwa akekho noyedwa okhuluma ngalendaba ebuhlungu kangaka…
UCELA UKUNIKELELWA UMCULI OHLASELWE YISIFO SOMGOGOGODLA
Umculi weGospel uFikile Mlomo (42) ucela uxhaso ngokuhlinzwa kwakhe umgogodla. Lo mculi wodumo lwengoma ethi Ngicela Inkonzo ulaliswe esibhedlela izinyanga ezimbili engakwazi ukuhamba kanti usanda kutholakala ukuthi unesimila somgogodla. UFikile wayewumqemane, futhi…
USEXOLISILE UMLINGISI WASEMNAMBITHI OWAPHATHA KABI ABANYE ABALINGISI ENYUKHASELA
Umqondisi wezithombe weBlack Brain Pictures ophinde abe ngumlingisi weSkeem Saam, uNompilo Mwelase, usegcine exolisile ngendlela abephatha ngayo abasafisa ukulingisa ngesikhathi kuqhubeka inhlolokhono ebingoJanuwari nonyaka eThekwini kanye naseNyukhasela, KwaZulu-Natal. UMwelase ubesolwa ngokuba luhlaza,…
UFISA UKUBUYELA KUMABONAKUDE OWAVALELWA NGAPHANDLE NGENXA YOKUGXEKA ABE THE QUEEN ESIDLANGALALENI
Umlingisikazi owine izindondo, uVatiswa Ndara, wagqama ngesikhathi edlala indawo kaMiriam emdlalweni oshisa izikhotha ku-SABC1 iHome Affairs futhi yiyona le ndima emenze waba nabalandeli abaningi futhi yamsiza ekumethuleni ekubeni ngumdlali ovelele asenguye namuhla….
AMAPHOYISA ASETHEKWINI ASHAQE IZIMOTO EZIHAMBA ABAQAPHI BAKASIHLALO WENKATHA
Omele iNkatha Freedom Party (IFP) KwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uthe isenzo samaphoyisa ngohlaka lwezimoto zakhe ngoLwesithathu ebusuku bekuwumzamo wokuphazamisa umkhankaso wakhe wokhetho. Amaphoyisa kanye nozakwabo kaMasipala weTheku bamise izimoto ezihamba uHlabisa nabaqaphi…