Kuyoba ongaphansi phezulu namuhla ntambama phakathi kwe njampela FC Kanye no Msinga FC njengoba kuyobe kubangwa ukuthi ubani inqwele yalapha kwa Zulu Natal kwi ABC Motsepe league play Off. Lomdlalo uzodlalelwa eMandeni…
IFINYELELE KOWAMANQAMU KAZIME WASE-KZN INTOKAZI YASEMNAMBITHI
Izindaba ezimnandi kubantu bendawo! Owethu u-Andiswa Siphephile Mntambo usethubeni lokuba nguMiss KZN Queen olandelayo! Wenze kahle emzuliswaneni wokuqala e-Albany Hotel, eThekwini, kanti manje usekowamanqamu azoba ngoJulayi. U-Andiswa udinga usizo lwakho ukuze awine….
KUDUTSHULWE KWABULAWA ILUNGA LE-DA ERENKE YASEMTSHEZI
I-DA oThukela iphatheke kabi ngokudutshulwa kwelungu layo uBongani Sibisi erenki yase-Estcourt ngoLwesithathu ebusuku. Bafuna amaphoyisa abambe ogile lomkhuba ngokushesha. Ilungu lePhalamende leDA, uMnuz Alf Lees, lithe ubugebengu buyinkinga enkulu ikakhulukazi kubantu abahlwempu….
IBUYE ILAMBATHA IRICHARDS BAY FC EKAPA
Kube uqina dolo Kumdlalo we Dstv-premiership obukade udlalwa izolo kusihlwa obuphakathi kwe Cape Town Spurs Kanye ne Richard Bay FC njengoba womabili lamaqembu ezama ukubalekele izembe njengoba beyizwa kahle ukuthi ishisa kanjani…
KUGQUGQUZELWE ABANTU UKUBA BAHLOLELE ISIFO SOFUBA
UNdunankulu wakwaZulu-Natal umphathiswa Nomusa Dube Ncube kanye nabaholi besifundazwe bahambele indawo yase Richmond nalapho bekubungazwa usuku lwesifo sofuba. Isifo sofuba sisabalwa njengezinye zezifo ezibulalayo eNingizimu Africa kanti indawo yaseRichmond ingenye yezindawo ezinesibalo…
KUYIBHEDELE IMAMELODI SUNDOWNS KWEYECAF
Iphinde yasala emzuliswaneni wemidlalo eyandulela owamanqamu iMamelodi Sundowns kwiCaf Champions League. Leli qembu ebeliqale lo mqhudelwano ngegiya eliphezulu lifane nemoto ebilelwa yinjini sekusele kancane ifike lapho iye khona. Iwashiswe ijezi yi-Esperance yaseTunisia…
ABE UDM KWAZULU NATAL BAKHALA NGE NKOHLAKALO KUMASIPALA WASENDUMENI
I-UDM esifundazweni sakwaZulu-Natal bathi kuyashaqisa lokhu okuyizinsolo zenkohlakalo ezenzeka kumasipala waseNdumeni. Lomaspala usolwa ngokuxhasa iqembu lenkatha ukukhankasela ukhetho.Namuhla ekuseni inhlangano yamatekisi kuleyandawo ivale imizila engenela emahhovisi aloyamkhandlu ifuna ngodli imali yayo engu…
NGABE IMAMELODI SUNDOWNS IZOKWAZI UKUGUQULA AMATAFULA NAMHLANJE?
Amathemba abafana besitayela okuzibona bedlala emqhudelwaneni omkhulukazi ohlanganisa amaqembu amakhulu ebholeni lezinyawo emhlabeni okuzobe kuyi 2025 fifa club world cup, azovuseleleka ngaphambi komdlalo wabo wanamuhla njengoba bezodlala umlenze wesibili kwi Caf Champion…
KUBEKWE UMEHLOKABONI KA R20 000 KULOYO OZOBA NOMKHONDO WOGQEKEZE ESTUDIO SIKA DJ TIRA
Sekubekwe etafuleni isamba sika R20 000 kuloyo oyoba nolwazi lokuthi ngubani ogqekeze esiTudio sase-Afrotainment washaqa impahla yokurekhoda engabiza izigidi zemali. Abaculi abaningi abasebenzisana noDj Tira okubalwa kubo uXowla, uDuncan kanye nabanye abaningi,…
UMENGAMELI UTHI KUZOVULEKA AMATHUBA ANGU 5MILLION NGOHLELO LWE-EPWP
Uhlelo lweExtended Public works elaziwa ngeEPWP lubungaze iminyaka engamashumi amabili yasungulwa izolo eEastern Cape. Loluhlelo lwasungulwa ngonyaka ka2004 okuhloswe ngalo ukusungula amathuba emisebenzi ukuze kulwisane nendlala kwabahlwempu. UMengameli uCyril Ramaphosa enkulumeni yakhe…
UHLABISA UTHI UZIMISELE UKUXOLISA KU-NFP NGENDIZA YE-IFP ENDIZELE PHEZU KOMCIMBI WAYO NGEPHUTHA
Umholi weNkatha Freedom Party (IFP) uVelenkosini Hlabisa uthe inhlangano yakhe izimisele ukuxolisa ngokuphazamisa ukwethulwa komqulu wokhetho weNational Freedom Party (NFP) uma edingeka. UHlabisa uthe iqembu lakhe belikhankasa nje ngaphambi kokhetho. “Uma ngempela…
UKHIHLA ESIKANANDI ONGAKWAZI UKUTHOLA ISIBONELELO SIKAHULUMENI NGOBA KUVELA UKUTHI WASHONA
UNkk Nonhlanhla Makhathini (60) uthuke waphinde wadideka ngesikhathi ethola ukuthi eMnyangweni wezaseKhaya ubhalwe njengowashona kusukela ngoNdasa (March) 2022. Owesifazane wase-Edendale ubhekene nengwadla yokwamukela isibonelelo sikahulumeni sokuguga ngemuva kokuthola ukuthi usebhaliswe njengomuntu oshonile…