Inkakha yebhola kuleli eyazakhela igama kwiKaizer Chiefs uJabu Mahlangu, iyaqhubeka nokulwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa emiphakathini, ifuna ukusiza intsha igweme amaphutha eyawenza. UMahlangu ubeyingxenye yeqembu lezingwazi zebhola ezidlale emqhudelwaneni i-CPC-Diski99 “Stop Drug Abuse” e-Dr…
ULEBITSO ANGAHLE AHLALE ISIZINI YONKE ENGADLALI NGENXA YOKULIMALA
I-Orlando Pirates iveze ukuthi umdlali wasemuva kwesokudla, uThabiso Lebitso, olimale ngesikhathi behlula iRoyal AM ngo 4-0 eHarry Gwala Stadium ngeSonto, uphuke ehlombe. AmaBhakabhaka athe uLebitso, okhishwe ngohlaka ngomzuzu ka-17 kwafakwa uThabiso Monyane,…
KUSHONE ABESIMAME ABABILI ENGOZINI EBANDAKANYA ITEKISI ETHEKWINI
Kushone abesifazane ababili kwalimala abanye abantu abaningi ngesikhathi itekisi abebehamba ngayo ishayisana ku-Old Main Road e-Ottawa, enyakatho yeTheku, ngoLwesibili ekuseni. UPrem Balram, okhulumela iReaction Unit South Africa (Rusa), uthe bathole izingcingo eziningi…
UCELE UTHI AMASHIBHI ASENANDA MANINGI UKWEDLULA IZIKOLE NAMASONTO KUHLANGENE
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, uthi izikole, amabandla nemitholampilo yaseNanda zidlulwa ngamathaveni namashibhi. Uthi enye inkinga indawo yalezi zindawo zobumnandi ezingahlelekile. UCele ubekhuluma kwimbizo yobugebengu ebisenkundleni yezemidlalo iDr JL Dube ngoLwesibili. “Sizoqinisa…
UMNYANGO UXWAYISA UMPHAKATHI NGAMANGA OKUQUBUKA KWECOVID-19
UMnyango wezeMpilo unxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bangakhohliswa izindaba ezingelona iqiniso ezinkundleni zokuxhumana eziluleka abantu ukuthi bagqoke imaski yobuso ngenxa ye-Covid-19 Omicron XBB ehlukahlukene. Okhulumela lo Mnyango uSandile Tshabalala uthe lo myalezo…
ZIZOWUSHAYA OKWESITHATHU KWISILO UMISUZULU
Kulindeleke ukuthi iNdlulamithi iSilo uMisuzulu kaZwelithini igcagcelwe kungekudala nje kusukela manje. Izindaba zithi iSilo sizogxagcelwa intolazi yakwaMyeni uNomzamo. uMyeni neSilo sekunesikhathi bethandana. Imithombo ithe bahlangane ngesikhathi uMyeni esebenza kwelinye lamabhange eJozini. “Ngokuhamba…
UNGQONGQOSHE WEPHUCE UTHUKELA ILUNGELO LOKUHLINZEKA UMPHAKATHI NGAMANZI
Ungqongqoshe wezamanzi nokuthuthwa kwendle kuzwe lonke uMnnmzane Senzo Mchunu uhlangane nomphakathi wase Zakheni ukuzokwethulela umbiko wocwaningo ngodaba lokuhlinzeka ngamanzi kanye nokuthuthwa kwendle ngaphansi kwesifunda uThukela. UMchunu uthi uke waba nomhlangano nomphakathi wase…
AKASEKHO EMHLABENI UDINGAAN “THE ROSE OF SOWETO” THOBELA
Umshayisibhakela waseNingizimu Afrika, uDingaan Thobela, udlule emhlabeni eneminyaka engu-57. Imibiko ithi uThobela utholwe eshonile emzini wakhe oseMayfair, eGoli ngemuva kokuxinwa wukugula. ‘The Rose of Soweto’ – ogama lakhe langempela uDingaan Bongane Thobela…
SEBEHLALA NGOMNYAMA ABANTU BASE BHETHANY EBERGVILLE NGENXA YOGESI OKOKOTELIWE.
Isililo abantu basezingxenyeni ezithize endaweni yaseBhethany bechitha isikhathi eside bengenagesi. Abahlali base 5 kanye nase Chester bathi sekuphele amasonto amathathu bengenawo ugesi okwenza impilo ibenzima njengoba zonke izinto sezidinga ugesi nje. UKhansela…
BAXAKWE NGUTHISHA ODLONYA UTSHWALA ESIKOLENI SASEMNAMBITHI
Bawotha ubomvu abazali babantwana abafunda eNcinjane Secondary eMnambithi endaweni yasePieters. Labazali bakhala ngothisha ufundisa abantwana bakamatikuletsheni isifundo sezibalo kanye ne Natural Science ophuza utshwala nangezikhathi zokufundisa bathi izifundo azifundisayo zibubucayi zidinga uThisha…
INKINGA ENTSHA SHA YOKWEBIWA KWAMA-GAS CYLINDER KWAZULU NATALI
Inkampani yonogada ixwayisa izakhamizi zaseBallito naseStanger ukuthi ziqinise ezokuphepha ezindlini ngemuva kokwebiwa kwemibhoshongo yeGas. “Imibiko yakamuva ikhombisa umkhuba wobugebengu lapho amasela angosomathuba engena emagcekeni noma eqa uthango ukuyontshontsha izigujana zegesi, kungakhathaliseki ukuthi…
KUSHONE ISISEBENZI SENKONTILEKA SISEBENZA KUPHAPHALAZA IMOTO ENKABENI YEDOLOBHA EDANDI
Kushone umsenzi wenkontileka ngemuva kokushayiswa yimoto ephume emgwaqeni yamshayisa emva kokuthi umshayeli wayo ehluleke wancama ukuyilawula.Ingozi yenzeke ekhoneni likaBulwer noWilson street, eduze koMnyango wezaseKhaya edolobheni eDandi, ngeSonto ntambama.Umufi ubenabanye abasebenzi, bematasa belungisa…