Iqembu le-Economic freedom Fightiers (Eff) oThukela liholwa usihlalo walo uMnumzane Mbongeni Shange kulempela sonto ngoMgqibelo bakhuculule baphinde bahlanza ukugcole erenke yamatekisi esedolobheni uMnambithi. Behlanze kule renke ekuma kuyo amatekisi aya eZakheni, Steadville…
UXOSHIWE UTHISHA OWAFUNA IZITHOMBE ZANGASESE KUMFUNDI
UMnu Musa Mnkwanyana owacela izithombe ezingcolile kumfundi ayemfundisa uGrade 11eGroutville Secondary, KwaDukuza ngonyaka ka 2022 isexoshowe. UMNkwanyana kuthiwa wayevele exoxa nalomfundi ngo whatsapp njengoba nomfundi wathi uyamthanda. UThisha wabe esecela izithombe kumfundi…
BAPHUME NGOBUNINGI UKUYOVOTA ABAZINZE PHESHEYA KWEZILWANDLE
. Njengoba abahlali bakuleli bebheke okhethweni oluzoba ngomhlaka 29 kwephezulu, labo bakuleli abazinze phesheya kwezilwandle ababhalisela ukuvota belapho bekhona sebevotile njengoba lempelasonto bekusikhathi sabo sokuba bavotele amaqembu abahamba nawo. Bangaphezulu kuka 70…
UNKOSIKAZI KAFELIX HLOPHE UTHI UYAYAZI INTOMBI KAHLOPHE FUTHI WAYAMUKELA
Unkosikazi womsakazi weGagasi FM uFelix Hlophe uTracy Hlophe usephumele obala wavuma ukuthi uyamazi u-Ayanda BhEngu okuvele kuleliviki ukuthi kungenzeka athathwe uHlophe nengonkosikazi wesibili. Izolo lezi zithandani ezingaconsi phansi kwabaningi ikakhulukazi ezinkundleni zokuxhumana…
KUPHENYWA ABASEBENZI BASE-HOME AFFAIRS ABANGU 120 NGOKUNIKEZA ABOKUFIKA KULELI IZINCWADI ZOMGUNYATHI
UNgqongqoshe wezaseKhaya u-Aaron Motsoaledi udalule ukuthi uMnyango wabo uphenya izikhulu ezingu-120 ngokubandakanyeka kwazo ekunikezeni izitifiketi zomgunyathi zokuba ngababaleki. Lokhu kulandela ukuthi uMnyango uthole ukuthi umfundisi ongowokudabuka emalawi uShepherd Bushiri wayesebenzisa izincwadi ezingekho…
BAMPIMPE UMZINYATHI KUMONGAMELI NGENKINGA NGAMANZI ABANTU BASE MVOTI
Baphume ngobuningi abalandeli nabathandi beAfrican Natiol Congress (ANC) e Nkosi Bhambatha Region eMvoti. Umengameli we African National Congress (ANC) ophinde abe ngomongameli wezwe uMnuz Cyril Ramaphosa uhambela kwisifundazwe sakwaZulu-Natal kulempela sonto. URamaphosa…
KUMANGAZE ABANINGI UKUNGAFAKWA KUKAMABASA KWESEBAFANA BAFANA
Aleneme neze iningi labalandeli bebhola kuleli ikakhulukazi abe-Orlando Pirates ngokushiywa ngaphandle kukaTshgofatso mabasa eqenjini lebafana bafana eliyodlala ne kweyokuhlungela eyendebeyomhlaba ezodlalwa ngenyanga kaJune nonyaka. Ngaphandle kakamabasa nabanye abadlali abavame ukuba yinxenye yalesi…
UMSOLWA WESIHLANU AKAKAZE NAKANYE AFONELE UKELLY KUMALO – MSHOLOLO
U-Adv Zandile Mshololo uphothule imibuzo yakhe ngokutshela inkantolo ukuthi kungamanga ukuthi ikhasimende lakhe, uFisokuhle Ntuli, lake lafonela umculi uKelly Khumalo, owayeyisithandwa sikaSenzo Meyiwa. UMshololo, ummeli kammangalelwa unombolo 5 ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa,…
SIZONDLA IMALI ESHISIWE ISIBHEDLELA ESIZIMELE ESAKHIWA EGLENCOE.
Kukhala ipiki nefosholo eGlencoe njengoba kwakhiwa isithabathaba sesibhedlela esizimele esibizwa ngoMzinyathi Private Hospital. Lesibhedle siqalwe ukwakhiwa ekupheleni kuka 2021 kanti kulindeleke ukuthi siphele ngo July 2025. Kulesakhiwo lokhu saqala ngo 2021 sekuqashwe…
KUSOLAKALA UKUGWAZWA KUMFUNDI WASE-TUT ODLULE EMHLABENI EMCIMBINI WAMA-“FRESHER”
ITshwane University of Technology (TUT) ilinde umbiko wamaphoyisa osemthethweni kulandela ukushona komfundi. UCarol Mabunda, owenza unyaka wesibili weNational Diploma in Contact Management, ushonele esikhungweni esikhulu senyuvesi ePitoli ngempelasonto. Ngokwemibiko, uMabunda, ongowaseGiyani eLimpopo,…
UMTWANA UMBONISI UFUNA ISILO SIPHUCWE YONKE IMIHLOMULO KAHULUMENI
NgoLwesine umfowabo wenkosi yaMaZulu engasekho uGoodwill Zwelithini kaBhekuZulu, uMntwana uMbonisi Zulu, ufake isicelo esiphuthumayo eNkantolo eNkulu yaKwaZulu-Natal, eMgungundlovu. UFUNA inkantolo imise yonke imihlomulo yeSilo esibangwayo uMisuZulu kaZwelithini. Ngokusho kukaMntwana uMbonisi, ngenxa yokuthi…
UNDUNANKULU WASE-KZN UGIXABEZE IZINHLANGANO ZE-CPF NGEZIMOTO EMNAMBITHI
Kube yintokozo yodwa ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uNkosikazi Nomusa Dube-Ncube evakashele endaweni yaseZakheni esigcemeni sakwa-C ngaphansi kukamaspala-Alfred Duma. UNdunakulu ubehamba ngohlelo olwaziwa ngokuthi iPremier’s Service Delivery Imbizo nokuyilapho uNdunankulu ehambisana neminyango eyehlukahlukene ukuzolalela…