Isimo esithinta iholidi lomndeni kaFikile Mbalula eDubai sibukeka siphinde sashuba njengoba i-AfriForum ingenelela ekushushiseni ngasese yize iNational Prosecuting Authority (NPA) yakhipha isinqumo saphambilini sokuthi ingamthwesi icala ngenxa yokushoda kobufakazi. Lezi zinsolo zisukela…
SEKUBANJWE INKUNZI ISITOLO SABOKUFIKA ENKABENI YEDOLOBHA UMNAMBITHI
Sekubanjwe inkunzi isitolo sokudla sowomdabu waseSomalia enkabeni yedolobha uMnambithi enhla nesifundazwe saKwaZulu natali. Lesi sigameko senzeke ngezithuba zehora lokuqala emini emgwaqeni u-Queen Street kuleli dolobha. Abazibonele ngawabo bathi kutheleke abalisa ababili bephethe…
I-IPID IPHENYA ISIGAMEKO SOKUZIDUBULA KWEPHOYISA LISESITOKISINI
Uphiko lwe-Independent Police Investigation Directorate (IPID) seluqale uphenyo ngemuva kwezinsolo zokuthi iphoyisa lizidubule lisesitokisini esiteshini samaphoyisa eDobsonville, eSoweto. Iphoyisa ebeliboshelwe ukushayela liphuzile kuthiwa lathatha isibhamu salo lazidubula lisesitokisini samaphoyisa. Okhulumela i-IPID uPhaladi…
ZISABISA NGOKUNGAVOTI IZAKHAMIZI EZISWELE UGESI NAMANZI
ZIBHEKENE nengwadla izakhamuzi zaseSiyanqoba Emalahleni, eMpumalanga, ngenxa yokuthi azinawo ugesi namanzi ahlanzekile ezindlini zazo. Bathi bathenjiswa lezi zinto ngesikhathi bethola izindlu zabo ngo-2022, kodwa akukho okwenzekayo. Umasipala waseMalahleni uthi bayalulungisa kodwa akusiyo…
ASIKHO ISIBUSISO SOKUSEBENZISANA KWE ANC NE IFP EMVOTI
Umengami we qembu i-Nkatha Freedom Party(IFP) uMnuz Velenkosini Hlabisa usechithe ukusebenzisana kwe IFP ne ANC kumaspala wese Mvoti ethi njengoba bekhankasa bayayinyundela I ANC futhi bafuna iphume KwaZulu-Natal ngakho ngeke nje bakwazi…
UMOTSHEGA UFUNA KUFUNDWE NGOLWIMI LWEBELE EZIKOLENI ZAKULELI
UNGQONGQOSHE wezeMfundo eyisiSekelo, uNkk Angie Motshekga, uthi ukuze izingane zaseNingizimu Afrika ziphumelele kwezemfundo, kumele zifundiswe ngolimi lwazo lwasekhaya. Uhambele umhlangano iMother Tongue-based Bilingual Education eBloemfontein ngoLwesibili. “Yizinto okumele sibhekane nazo njengezwe uma…
INKATHA IZOHLAKAZA UMKHANDLU WETHEKU EMVA KOKHETHO
Iqembu leNkatha Freedom Party lithi ukuhlakazwa kukaMasipala weTheku kuzoba ngomunye wemisebenzi yokuqala ohlwini lwezinto okumele uzenze uma uqokwa ukuhola eKZN. UMnuz Thami Ntuli ongenele umkhankaso wokungena umuzi nomuzi KwaMashu ngoLwesibili. Njengoba iNingizimu…
UTHATHELWE IZINYATHELO UMAMA MFUNDISI OSOLA IBANDLA NGOKUMPHOQA UKUTHI AKHIPHE ISISU
Isihlabani sikamabonakude kanye nonkosikazi womfundisi webandla lamaWeseli, uQueen Nandi, uthe ibandla lamphoqa ukuthi akhiphe isisu. Uthe ngesikhathi enqaba, banqamula iholo lomyeni wakhe. Nokho, isonto liyawaphika lawa macala futhi lithatha izinyathelo zomthetho ukuze…
USHONELE EFRIJINI LASE-SHOPRITE OWESILISA OBESOLWA NGOKWEBA
UMphakathi waseRatanda eHeidelburg uwotha ubovu kulandela ukushona kowesilisa ofakwe esiqandisini ubusuku bonke esolwa ngokweba. Kubikwa ukuthi uWandile Shabalala ushonele esitolo eShoprite emva kokukhiyelwa ubusuku bonke ngoba kuthiwa webe ushokoledi. Umphakathi ububhikisha khona…
IZEMBE LILOLIWE EMAQENJINI AKWAZULU-NATALI ADLALA KU-DSTV PREMIERSHIP
Umusa weRichards Bay neRoyal AM wokuvika izembe uzonqunywa ngosuku lokugcina lweDStv Premiership ngoMgqibelo. INatal Rich Boyz yehlulekile ukuqhubeka nomgqigqo omuhle wokunqoba emva kokwehlula i-Orlando Pirates ngo 1-0 ngemuva kokuhlulwa yiCape Town City…
INDAWO YAKWANONGOMA IZOQASHWA KAKHULU NGESIKHATHI SOKHETHO
Izikhungo zokuvota ezingaphezu kuka-215 kwezingu-4,874 zeKhomishini yoKhetho yaseNingizimu Afrika (IEC) KwaZulu-Natal zihlonzwe njengezingaba nodlame ngemuva kokuhlolwa kwamaphoyisa. Lokhu kuvezwe uKhomishana wamaPhoyisa esifundazweni uLt General Nhlanhla Mkhwanazi ngesikhathi ekhuluma nabezindaba mayelana nesimo sokumi…
KUDUTSHULWE KWABULAWA ABANTU ABANGU-8 KUBANDAKANYA NENGANE E-EASTER CAPE
Abantu abayisikhombisa, okuhlanganisa nengane eneminyaka eyisishiyagalombili ubudala, badutshulwe babulawa ngeSonto ekuseni eWillowvale e-Eastern Cape. Ngokusho kwamaphoyisa, izigameko eziningi zokudubula zenzeke elokishini laseNxanxashe. Abagibeli abayisithupha (abesilisa abahlanu okuhlanganisa nengane nowesifazane) badutshulwe kabuhlungu behamba…