Nakuba sebaziwa futhi bevunywa ompetha, omakhonya izindlondlo ze psl bakulonyaka ukuthi yibona Kanye Abafana besitayela okuyi Mamelodi Sundown njengoba sebeyinqobe amahlandla Ayisikhombisa(7)kulandelana,loyo Sekungumlando ongaziwa ukuthi uyoke ucishwe ngubani wakuphi nini. Into abaphokephele…
EZIMNYAMA NENQWABA YABADLALI ABAQOKELWE KOWEZINDONDO ZE-PSL
Nakuba engabizelwanga kulomkhakha othathwa njengomkhulukazi kwi Dstv-premiership we Football of the season umdlali we Orlando Pirates ogijima esiswini Patrick Maswanganyi kodwa kukhona lapho ekhonya khona ngo kubizwa emkhakheni eyahlukene, bheka ngoba uqokelwe…
ANQOBE I-CAF SCHOOLS CHAMPIONSHIP AWAKUKULELI
Amantombazane aseNingizimu Afrika anqobe umqhudelwano wezikole, i-U/15 Caf African Schools Football Championship ngokwehlula iMorocco ngo 5-4 sekukhahlelwa amaphenathi eZanzibar, eTanzania, izolo ebusuku. Lemidlalo yezinsuku ezine ebibanjelwe enkundleni yezimidlalo iAmaan eTanzania. Kubafana iTanzania…
UNDOSI UTHI ABESILISA KUMELE BALWE NOKUHLUKUNYEZWA KWABESIMAME
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele uthi wonke umuntu wesilisa kumele asukume amelane nodlame olusekelwe kubulili (GBV). Ubekhuluma ngemuva kokuthi uMengameli uCyril Ramaphosa esayine uMthethosivivinywa Womkhandlu Kazwelonke Wokuhlukunyezwa Kwabesifazane Nokubulawa Kwabesifazane kanye noMthethosivivinywa…
UMENGAMELI USAYINE UMTHETHO SIVIVINYWA OZOQINISEKISA UKUVIKELEKA KWABESIFAZANE
UMongameli Cyril Ramaphosa usayine Umthethosivivinywa Womkhandlu Kazwelonke Wokuhlukunyezwa Kobulili Nokubulawa Kwabesifazane, kanye NoMthethosivivinywa Wokuchibiyela Wophiko Lwezokushushisa Kazwelonke ube umthetho. Lokhu njengoba uhulumeni ethembisa ukuqinisekisa ukuphepha nokuvikeleka kwabesifazane kuzo zonke izinhlobo zodlame olusekelwe…
UMNYANGO WEZEMISEBENZI WELULE UHLELO LWE-EPWP KWAZULU-NATAL
UMnyango wezemiSebenzi yoMphakathi KwaZulu-Natal usumemezele ukwelulwa kohlelo lwe-Expanded Public Works Programme (EPWP) ukusiza ukuqeda ububha nokunciphisa ukuntuleka kwemisebenzi. I-EPWP, eyethulwe ngo-2003, ihlose ukudala amathuba emisebenzi yetoho emiphakathini engenamakhono, engasebenzi, empofu kanye nesengcupheni….
ISITELEKA SAMATEKISI SIKUMISE NSE UKUSEBENZA KOMGWAQO U-N3
Kume nse ukuhamba kwezimoto emigwaqeni obheke eningizimu nasenyakatho ku-N3 eWestville, eThekwini ngenxa yesiteleka samatekisi. Ekuseni namhlanje imigwaqo kwezinye izingxenye zedolobha ibivaliwe. Okhulumela amaphoyisa kaMasipala weTheku, uMnuz Boysie Zundu, uthe babhekene nengwadla yesiminyaminya….
YEHLILE INTENGO YOKUDLA KULELI
Uzokwehla kancane umthwalo emahlombe abantu bakuleli njengoba intengo yokudla( Consumer Price Index) kanye nezimpahla yehle yafinyelela ku 5.2% isuka ku 5.3%. Intengo yokudla yehla okwesibili njengoba ike yehla ngenyanga ka March. Ukudla…
INKANTOLO YASEZAKHENI IGWEBE OWESILISA NGECALA LOKUZAMA UKUBULALA LOWO OWABE EYINTOMBI YAKHE
INkantolo yesiFunda yase-Ezakheni inikeze indoda eneminyaka engu-31 ubudala isigwebo seminyaka engu-20 ngokuzama ukubulala owayeyintombi yayo. Lokhu kwenzeka ngo-Ephreli nyakenye endaweni yaseDriefontein. Utholwe enecala lokuzama ukubulala ngaphansi kweDomestic Violence Act. Umsolwa nowesifazane oneminyaka…
UBOSHIWE OWABULALA ABEMOTO ETHWALA IZINKWA.
Oyedwa kulaba abadubula babulala abantu ababe deliver izinkwa eKapa uboshiwe. Laba balisa okusabalale iVideo yabo ezinkundleni zokuxhumana bebamba inkunzi imoto etheala izinkwa maqede badubula babulala abalisa abathathu abebehamba ngaleli loli. lendoda iboshwe…
U-SABC UKHALE NGELOAD SHEDDING YEHLELWA ABABUKELI
Inhlangano yezokusakaza kuleli iSouth African Broadcasting Corporation (SABC) ithe ukunqanyulwa kukagesi ngonyaka odlule kube nomthelela omubi embonini yezobuciko kanye nasenkampanini. Yize kumiswe ukucishwa kukagesi isikhathi esingaphezu kwenyanga, iSABC ithe ukuqhubeka nokuncipha konyaka…
ABELAPHI BENDABUKO BACELE UKHETHO OLUNOKUTHULA KWABAPHANSI
I-SADC Unified Ancestors Traditional Practitioners Association ikholelwa ukuthi ukucela ukungenelela kukaNkulunkulu kubalulekile ekuqinisekiseni ukuthula ngesikhathi sokhetho, njengoba kuboniswe emcimbini wabo wakamuva owaziwa ngokuthi “umphahlo” esigodini saseMavambe, eLimpopo. Lo mkhosi ubuhlose ukufuna ukuthula…