INkantolo yoKhetho iyalele iKhomishini yoKhetho yaseNingizimu Afrika (IEC) kanye nezinye izinhlaka ezithintekayo ukuthi bafake izincwadi ezifungelwe zokuphendula isicelo se-MK Party (MKP) sokukhansela ukhetho lwakamuva ngehora lesithupha ngoLwesibili. Ngokuyalelwa yinkantolo ngoLwesihlanu, iphinde yayalela…
“UGWEDE MANTASHE, UBLADE NZIMANDE KANYE NOSINDISIWE CHIKUNGA KUMELE BANGABUYI NJENGONGQONGQOSHE” – OUTA
Njengoba izwe lilindele ukuqokwa kwekhabhinethi entsha, i-Organisation Undoing Tax Abuse isiqoke ongqongqoshe abathathu ekholwa ukuthi uMengameli Cyril Ramaphosa akumele abagcine. Isikhulu esiphezulu sale nhlangano, uWayne Duvenage, uthi omunye wabo nguGwede Mantashe. “Esikucelayo…
SESIFINYELELE KWABANGU-13 ABANTU ABATHOLAKALE NEMONKEY POX KULELI
Sekutholakale abanye abantu abayisithupha abanesifo se-Mpox, okwenza isibalo sabagulayo safinyelela ku-13. Abantu abayisikhombisa kulaba baqinisekisiwe KwaZulu-Natal, amahlanu eGauteng nelilodwa eWestern Cape. Lokhu njengoba umnyango kazwelonke uthole iqoqo lokuqala lokwelashwa okuqondene ne-Mpox, i-Tecovirimat,…
ISIKHULU SE-IEC ECALENI LOKWEBA UR1.2 MILLION ESTANDARD BANK
UKhomishana we-Independent Electoral Commission (IEC) uvele eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge ngoLwesihlanu ekuseni ngezinsolo zokweba u-R1.2-million wesikhwama sabafundi. OKlebe bakuqinisekisile esitatimendeni ukuthi uDkt Nomsa Praisy Masuku, owayeyisisebenzi se-Standard Bank futhi oseyisikhulu se-IEC, uvele…
UBONGA UMNIKELO WENYANGA YESHUMI OHAMBA NGESIHLALO
UNosiphiwe akawuvali umlomo ngemva kokuvakashelwa inyanga edumile abayibiza ngenyanga yeshumi imphathele izipho. UMbekezeli (nyanga yeshumi) Mazibuko uhambele ekhaya lika Nosiphiwe ngesonto eledlule ukuyonikela kwinhlangano yalentokazi eqwashisa iphinde ilekelele abaphila nokukhubazeka. UNosiphiwe ubonga…
KUMINZE OWESILISA EDOBA EDUNDEE
Umkhandlu wase Mzinyathi ukuqinisekisile ukuminza komuntu wesilisa kwisiphehlimanzi esise Dundee esingaphathi ko Thukela Water. Lomuntu kuthiwa uminze ngoMsombuluko ngenkathi edoba izinhlanzi kwisiphehlimanzi i Biggersberg Water Treatment Plant. Umkhandlu uMzinyathi kuphoqeleke ukuthi uchithe…
INJAMPELA FC IZOBHEKANA NEHIGHBURY KUMA SEMI FINAL YAMA PLAY OFF MOTSEPE LEAGUE FONDATION KAZWELONKE
Asikho isikhathi sokuphumula njengoba namuhla lokhu kuyobe sekwaziwa ukuthi imaphi amaqembu amabili azoba yinxenye ye ABC MOTSEPE CHAMPIONS LEAGUE nge season Ka 2024/25 Ukuqhathwa kwalamaqembu kwenzeka ngemva komdlalo Wokugcina namuhla lapho bekudlala…
KUBANJWE IZIDAKAMIZWA EZINGABIZA U-R8 MILLION EMGUNGUNDLOVU
Izikhulu zoKlebe zithungatha abanikazi bezidakamizwa zezigidi zamarandi ezithathwe elolini eliya eFree State. NgoLwesithathu kushaqwe izitini ze-cocaine ezingu-20. Okhulumela oKlebe, uMnuz Simphiwe Mhlongo, uthe bancinzwe indlebe ngeloli ebelithutha ugandaganda ofutha amakhemikhali base beya…
ZIPHINDE “ZAKHALA” KUKHONGOLOSE OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA
Ilahlekelwe ngamaningi eMkhandlwini waseMzumbe ngemuva kokhetho lokuchibiyela ngoLwesithathu. NgoFebhuwari, leli qembu lamisa amakhansela alo ayisikhombisa ngenxa yokuhambela umhlangano oyisipesheli womkhandlu wokukhetha imeya entsha. Abayisithupha kubo bamemezele ukuthi bazojoyina iqembu loMkhonto weSizwe. Ngemuva…
IQALILE IMIDLALO YESUPER 8 KWEYE-CRICKET WORLD CUP
Iqembu lakuleli le cricket labesilisa elaziwa ngokuthi ama proteas, kumanje liyingxenye yomqhudelwano omkhulu we Cricket oqhubekayo emazweni 2 okuyiUSA Kanye West Indies Kulomqhudelwano seyidlaliwe imidlalo yokuqala, njengoba izwe ngalinye lizodlala imidlalo emithathu…
USEMISIWE UMLUNGU OTHE AKUBULAWE ABAMNYAMA
IDemocratic Alliance isimise iLungu layo ePhalamende uRenaldo Gouws mayelana nemibhikisho yokucwasa ngokwebala ekwi-video ezinkundleni zokuxhumana. Umkhandlu waleli qembu uthi sekutholakele ukuthi izithombe zikaGouws ziyiqiniso futhi aziwona mbumbulu. Izinkulungwane zabantu zisayine incwadi yezikhalazo…
KUTHOLAKALE OWESILISA ECUYIWE ESANGWENI LOMUZI OTHILE EBERGVILLE
Usashaqekile umphakathi waseBergville endaweni yaseBhethany eChesta kutholakala owesilisa eshonile esesangweni lomunye umuzi ngesonto. Owesilisa wasendaweni olinganiselwa eminyakeni engamashumi amahlanu obaziwa ngo killer, abanye bathi uDube utholakale eshonile enamanxeba okudliwa yizinja. Kusolakala ukuthi…