UNdunankulu omusha wase-KZN uThami Ntuli uthi ukubhekana nobugebengu yikhona okuzoba seqhulwini ezinhlelweni zekhabhinethi yakhe. UNtuli ufungise ngoLwesibili eMgungundlovu waqoka isigungu samaqembu amaningi okuhlanganisa amalungu e-IFP, ANC, DA neNFP. Usethuthele ehhovisi lakhe ezokuPhepha…
IVULE NGOKUDLALA NGOKULINGANA INJAMPELA FC KOWE-ABC MOTSEPE LEAGUE NATIONAL PLAY OFF
Namuhla Ngolwesithathu bekuwusuku lwesibili iqalile imidlalo ye ABC Motsepe National Play Off ebanjelwe e Upington ekundleni eyaziwa ngokuthi yi Mxolisi Dicky Jacobs Kanti lemidlalo kulindeleke ukuba idlalwe kuze kube Umhlaka 23/06/24. Uzokhumbula…
KUBANJWE OMUNYE UDOKOTELA MBUMBULU ESIBHEDLELA SASEGOLI
I-HPCA ikhathazekile ngokwanda kodokotela abatholakala besebenza bengekho emthethweni. Izolo abezempilo eGoli babophise uwesifazane obezenza udokotela eThembisa Tertiary Hospital. Abezempilo namaphoyisa basaphenya ukuthi lona wezifazane ungene kanjani kulesibhedlela. Okhulumela abezempilo kulesiya sifundazwe uMotalatale…
UMSINDO KUVELA IVIDEO YELUNGA LEPHALAMENDE LITHI AKUBULAWE ABAMNYAMA
Isisuse umsindo ivideo esisabalele ezinkundleni zokuxhumana yelunga lephalamende le-DA elisha sha uRenaldo Gouse. UGouse ubonakala kulevideo edemelayisa ethi,”Kill the Kaffir, kill the Nigga” kulevideo leli lungu lephalamende leDemocratic Alliance liqhubeka lithi lona…
USOLA UKUCWASWA NGOKOBUHLANGA ECALENI LAKHE LESIBHAMU UMALEMA
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema uthe kukhona ukucwasa okukhona ecaleni lakhe lokuqhumisa isibhamu. UMalema nonogada wakhe, u-Adriaan Snyman, babhekene necala eNkantolo yeMantshi yase-East London ngamacala ehlukene ahlobene nomhlangano owawungo-2018 ezinkundleni…
URAMAPHOSA UNXUSE ABAKULELI UKUTHI BESEKE UHULUMENI OMUSHA
UMengameli uCyril Ramaphosa usenxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuthi basekele uHulumeni omusha Wobumbano Lwesizwe ukuze aqhubekisele izwe phambili noma abhekane nenkinga yonke eyakhiwe eminyakeni engamashumi amathathu edlule. Ethula inkulumo yakhe yokuqala e-Union Buildings…
KUDINGEKE UKUBA KUBHAXABULWE IBAROKA UKUZE KUSINDE RICHARDS BAY.
Iyivale nge sitayela imidlalo yama play off iqembu le Richards Bay njengoba bebhaxabule Baroka ngama goli amane eqandeni (4-0) Abadlali abenze isiqinisekiso sokuthi aliyi ehlathini iqembu Somila Ntsundwana ushaye 2 wama goli…
KUBOSHWE OWOMDABU WASESHAYINA OKHIQIZA UTSHWALA OBUNGEKHO EMTHETHWENI
Amaphoyisa aseKapa abophe omunye ongowokudabuka eChina ngezinsolo zokudayisa utshwala bomkokotelo eStrand. Amaphoyisa athe alunywe indlebe esitolo esidayisa utshwala ku-Abbeglen Street ngoMsombuluko, lapho kushaqwe khona utshwala bomgunyathi obubiza u-R450 000. Owesilisa waseChina oneminyaka…
KUTHUNJWE IPHINI LIKAMENGAMELI WE-UDM LISENDLELENI EBHEKE EMGUBHENI WOKUVULA IPHALAMENDE
IPHINI likaMengameli we-UDM, uMnuz Nqabayomzi Kwankwa, utakuliwe ngemuva kokuthunjwa esendleleni eya esikhumulweni sezindiza saseKapa ngoLwesibili ntambama. Ngokusho komholi weqembu uBantu Holomisa, abathumbi bafune imali engu-R10 000. “Uphephile manje. Uthunjwe eya esikhumulweni sezindiza….
KUDUTSHULWE KWABULAWA ABESIFAZANE ABAYISITHUPHA EMNAMBITHI
Kudutshulwe kwabulawa abantu abayisithupha eMnambithi izolo ngoMsumbuluko ntambama. Ngokwemibiko, laba ababulewe bebevela emshadweni eZakheni belibhebhike endaweni yaseLimehill kohna emnambithi ngesikhathi kuqhamuka enye imoto ebinabantu abangaziwa. Labantu kubikwa ukuthi bavulele ngenhlamvu kulaba abebegcwele…
I-MK IFUNA UBULUNGISWA NGOKUBULAWA KWAMALUNGU AYO AMABILI
Inqwaba yabalandeli boMkhonto weSizwe (MK) bahlangane eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge, bezwakalisa ukuphatheka kabi ngokubulawa kwababili babo. UBongani Mkhwanazi noXolani Nzimande badutshulwa babulawa eKatlehong ngoMeyi, ngesikhathi kunengxabano phakathi kwabo nabalandeli be-African National Congress…
UNDUNAKULU KAZULU-NATAL USEQOKE ONGQONGQOSHE ABASHA ESIFUNDAZWENI
Undunankulu wesifundazwe sakwaZulu-Natal u numz Thami Ntuli seqoke ongqongqoshe abasha abazosebenza kuleli khambinethi lesikhombisa kulohulumeni wenando yeningi. u Ntuli uqoke ongqongqoshe ngokulandela ukusebenzisana kwe Natiol Government of unit . Ongqongqoshe beninyango yakwaZulu-Natal…