Ziyanda izigameko zokudlula emhlabeni kwezingane eSOWETO Egoli ngenxa yokuthenga ukudla osekonakele ema Spaza shop abokufika kuleli. Ababhekele abathengi nokusetshenziswa kwempahla kulesiya sifundazwe sebephume umkhankaso wokugasela kulezi zitolo zabokufika ezisemalokishini ukuze bahlole ukuthi…
ISIZIVALELE ENDLINI IMINYAKA ENGU-56 INSIZWA ESABA ABANTU BESIFAZANE
Isiphila ngempela isisho esisha esithi, “emva kokwesaba uNkulunkulu, saba abantu besifazane” insizwa yasezweni laseRuanda. Lensizwa ogama layo nguCallitxe Nzamwita edabuka enhla neRuanda esifundeni esaziwa nge Nothern Province endaweni yaseMusanze, isichithe iminyaka engaphezu kwamashumi…
ABAZALI BAFUNA KULUNGISWE IBHULOHO EMATIWANE KUNGAZE KUVELE UMKHUHLANE.
Umphakathi wase Matiwane eNdingeni ku Ward 24 uthi ukhathazekile ngomgodi ovuleke ebhulohweni elincane eliwela abantwanana besikole I Veyisi primary School kanye nenkulusa iNtokozo Yethu Creche. Abazali babantwana abafunda kulezi zikhungo bathi bayesaba…
ZETHEMBISE UKWAKHA IMIFELANDAWONYE IZINDUNA UKUZE ZIXOSHE IKATHI EZIKO.
Izinduna namabutho aseDundee ahlangane ngaphandle kwesikole eMpisini Primary School eWard 2 elokishini laseSithembile eGlencore izolo, ngenhloso youkuzohlonipha impilo kaNdunakulu kaZulu inkosi Mangosuthu Buthelezi ongasekho. Amabutho athi avumelene ngokuthi umtwana wakwaphindangene ubambe iqhaza…
IGCWALE PHAMA INKUNDLA I-KANDAHAR EMNAMBITHI KUNQOBA EZIKAMAXODE
Ibigcwele phama inkundla yezemidlalo iKandahar Sports Ground eMnambithi ngesikhathi iqembu lasekhaya iDrakensburg United itholene phezulu neqembu laseNewcastle iChess FC izolo ntambama ngehora lesithathu. Lamaqembu agijima esigabeni se-ABC Motsepe League, womabili ebedlala umdlalo…
LONILE IZULU EMNAMBITHI
Lidale umonakalo omkhulu izulu ezindaweni ezehlukahlukene ezakhele idolobha uMnambithi izolo ebusuku. Kubikwa ukuthi isiphepho esikhulu ebesihambisana nokuduma kwezulu kanye nesaqhotho kuhlasele izinxenye eziningi zalendawo ngezithuba zehora lesishiyayagalombili kusihlwa izolo kwadaleka omkhulu omanakalo….
UQOKELWE KOWAMACROWN GOSPEL AWARDS UMSAKAZI WENQUBEKO FM
Izihlathi zivakashele izindlebe kumsakazi womsakazo womphakathi ozinze eMnambithi iNqubeko FM emumva kokuqokwa kowamaCrown Gospel Awards alonyaka. USibonelo Qando Mbatha owenza uhlelo lwasemini yasekuseni oluthi Sakha Ikhaya Mkhaya oluqala ngehora lesishiya galolunye kuye…
IGQUGQUZELE INHLONIPHO INHLANGANO ENGENZI NZUZO KUBAFUNDI BASE ST CHAD’S.
Inhlangano engenzi nzuzo yase Mnambithi iMthombeni Foundation ihambisana nomnyango wezamajele, amaphoyisa, Life line , Sasko kanye ne SP Creation izolo bahambele isikole iSt. Chad’s High School. Lenhlangano nalem ngokubambisana nalenyango banomkhankaso wokunikela…
IMIBONO | SIFUNDISWA NGAMASELESELE BESE SIBIZWA NGAMAVILA
Kulelisonto ngithe ngizihambela lapha ezinkundleni zokuxhumana ngehla ngenyuka ngoba phela iDATA yinto ekhona, ngazithela kwizithombe ezingenze ngazibuza imibuzo eminingi ngezinga lezemfundo lalapha eNingizimu Africa. Lezi zithombe bezikhombisa abafundi bakwamanye amazwe ase-Afrika abasesemazingeni…
UMNYANGO WEZOKUTHUTHA UTHI PHANSI AMAPHAPHU NGOHLELO LWEZINCWADI ZOKUSHAYELA.
Ngemuva kokuba kusabalala kwezithombe ezinkundleni zokuxhumana ezikhombisa inqwaba yamaphepha amanye awo elahliwe kanti amanye ethwele yiloli eliqoqa imfucuza, lamaphepha bekuthiwa ngamafomu ezicelo zohlelo lomnyango wezokuthutha KwaZulu natal olusha olwaziwa nge Thuthuka Programme…
BASHAQEKILE ABAHOLI BEZITHELA PHEZULU KWAMAMITHA NAMA PAYIPI AMANZI KUFIHLIWE.
Abuholi bomkhandlu UThukela okubalwa uMeya uCllr NB Shabalala, uSomlomo Cllr TY Nqubuka, uSihlalo wezamanzi nokuthuthwa kwendle uKhansela Cllr MM Mkhonza kanye nabanye abaholi abawuvali umlomo ngabakubone ngesikhathi behambele iWorkshop yakulomkhandlu ngenhloso yokuyobheka…
UPHOQELEKILE UKUTHI UKHE AMANZI NAKWESIKABHADAKAZI UMPHAKATHI WASEMGAZINI
Ukhala ngokushoda kwamanzi umphakathi waku Ward 25 ngaphansi kukaMaspala i-Alfred Duma. Lomphakathi, ubunomhlangano nemeya kamaspala Uthukela District Ikhansela Inkosi NB Shabalala namuhlanje, nalapho imeya ibizolalela izikhalo zalo mphakathi ikakhulukazi ezithinta ukulethwa kwamanzi….