Njengoba silokhu siqhubeke njalo isimo sezulu ngokungabi sihle kuleli, ziyanda nezigameko ezingezinhle ezidalwa yilesi simo. Izolo ebusuku kuhlasele isiphepho esinamandla kwaphephuka ozindlu kanye nezikole endaweni yaseBergville. Iphephandaba lihambele indawo yase Potshini ku…
Category: Izindaba Zomphakathi
IZODINGISA ABOKUFIKA NEZITOLO ZABO INKOSI YASENQUTHU
Inkosi yesizwe sakwaNgobese eNquthu isikhiphe umyalelo ezinduneni zesizwe ukuba zixoshe bonke abokufika abangenazimvume zokuba kuleli lika mthaniya. Inkosi uThathezakhe Ngobese wakwaKhiphinkunzi eNquthu uthi ube nomhlangano nezinduna zesizwe sakhe lapho bethathe isiqumo sokuthi…
USHESHE WAFIKA UKHISIMUZI KWIZAGUGA ZASEMNAMBITHI
Baswele amazwi okubonga abantu abadala baku ward 18 eMnambithi njengoba Cllr Msimanga namuhla Ebehlele umcimbi wokubonga abantu abadala. UMsimanga ubehambisana nabavela emnyangweni wezempilo kanye nabakwamaspala i-Alfred Duma. Lezi zihambeli zichithe eside isikhathi…
SEKUNTWELA EZANSI NGOLWA MANZI E BERGVILLE
Lijabulise okwengane ikhansela laku ward 9 kumaspala wasoKhahlamba lapho abasebenzi basoThukela befaka amapayipi azosondeza amanzi emphathini wakwa Israel. ukhansela Sanele Buthelezi uthi sekuzoba lula kakhulu kumphakathi wasendaweni yakwa Israel ukuthola emanzi eduzane…
LIKUBEKA ESITHOMBENI NGOKHAHLAMBA UPHAWU OLUSHA
Umkhandlu Ukhahlamba usendaweni yasemakhaya eBergville nethandwa ngabaningi kuleli kanye nabasemazweni angaphandle ngenxa yobuhle bezintaba zokhahlamba kanye nezindawo ezisezingeni eliphezulu zokungcebeleka. Kamuva nje umkhandlu ukhombise umphakathi uphawu lwawo olusha ezinkundleni zokuxhumana nalapho kugqame…
BASALE NABEBEKUGQOKILE KUSHA UMUZI EMBULWANE
Ayaziwa kuze kube I manje imbangela yomlilo ogqogqise umuzi wakwandukuya eShayamoya endaweni yase (Mbulwane) eMnambithi njengoba kumanje besashayisana ngamakhanda bengazi ukuthi bathatheni behlanganise nani, ngemva kwesehlo sayizolo kusihlwa. Kubikwa ukuthi umlilo uqale…
LIKHATHAZEKILE NGEZOKUPHEPHA EMZINI WALO IKHANSELA LASEBERGVILLE
Lithi alisazizwa liphephile ikhansela laku ward 3 eNgoba eBergville emvakokuba kule mpela sonto idlanzana labantu libeke amantshe endleleni engenela ekhaya lalo. Ukhansela Zamlandela Khumalo ongusomlomo kumaspala waso OKhahlamba uthi ngesabatha uthole ucingo…
UJUBE U-NGCUKAITOBI UMNDENI KWELOKUDUTSHULWA KWENKOSI
Siphume ngothi lwaso isizwe ukuyoba ingxeye yabazili enkonzweni yokutshalwa kweNkosi yesizwe samaNtungwa, iNkosi Sphamandla Khumalo noNdlunkulu uMaDlamini Khumalo, esigodlweni eQomintaba e-Utrecht namuhla. Inkosi Sphamandla khumalo udutshulwe wabulawa yena kanye nondlunkulu wakhe ngesonto…
BAPHELILE ABANTU ZINYANGA KANYE NABAPHROFETHI MBUMBULU
Siphila emphakathini lapho abantu bekhungethwe zinkinga eziningi abangazi bangazixazulula kanjani. Leli yithuba abalibonekahle osomathuba balisebenzisa ukuze bahlomule ngezinkinga zabantu ngoba bayazi ukuthi akekho umuntu othanda ukuhlala esenkingeni sonke sifisa impumelelo nempilo engenazihibe….
LIQALE UKUSEBENZA ENDAWENI YASE JONONO ILOLI ELISHA LASOTHUKELA
Liqalile ukusebenza iloli elikhulu lamanzi lwakwa Coca-Cola elithulwe izolo ngu meya womkhandlu uThukela iNkosi Ntandoyenkosi Shabalala. Leli loli elizohlala izinyanga ezintathu oThukela ngenkathi inkampani yakwa Coca-Cola isalungisa uhlelo lwenzimpopi ezindaweni ezihlukene ngaphansi…
iML SALTAN NENYUNYANA BAKHUTHAZE UKUHLOLELWA UMDLAVUZA WEBELE
Amalunga enyunyana yothisha I South African Democratic Teachers Union (SADTU) esikoleni I ML Slatan eMnambithi izolo abambe umkhuleko wokulwisana nesifo somdlavuza webele. Lomkhuleko ubuhanjelwe nanguMfundisi uPetse webandla iVoice Of Victory elikhona eMnambithi,…
UMASPALA UKHALA NGOKUTHATHWA KANCANE UHULUMENI WESIFUNDAZWE
Ukhihla esikaNandi umaspala wase-Alfred Duma ngakubiza ngokuthathwa kancane uhulumeni wesifundazwe saKwazulu-Natal. Lomaspala ukhiphe isitatimende izolo ukhala ngesimemezelo esenziwe nguNgqongqoshe wezokuhlaliswa kwabantu kanye nemisebenzi yomphakathi uMnumzane Sipho Nkosi emcimbini wokunikezela kwamatiyitela kubantu baseSt…