namuhla umkhandlu waseNdumeni uzohlala umhlangano wokudingida isiphakamiso sokukhipha umeya kamaspala wase Ndumeni uSyabonga Ndlovu. Iqembu Abantu Batho Congress (ABC) lifake incwandi yokungabuthembi ubuholi bukaNdlovu. Lencwadi ifakwe ikhansela uMbulelo Phakathi. Kwenye yazinto evezwa…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUBEKWE UMEHLO KABONI WE R1 MILLION KULOWO OYOBA NOMKHONDO WOMTWANA OLAHLEKILE
Umholi we-Patriotic Alliance (PA) uGayton McKenzie umemezele ukuthi uzokhipha u-R1million emalini yakhe ukuze aklomelise noma ngubani ongaba nolwazi ngokuthi ukuphi uJoshlin Smith oneminyaka engu-6, olahlekile. UMcKenzie ungene bukhoma kuFacebook wakhe izolo ezwakalisa…
KUBULAWE UMTWANA WESIKOLE KWABOSHWA UMZALA WAKHE
Umfundi webanga le-11 utholwe ebulewe ekamelweni likamzala wakhe ngemuva kokuduka. Kusolwa ukuthi u-Owamie Visagie, 17, waseChipa-Tabane Secondary School eRefilwe, eCullinan, ngaphandle kwaseTshwane, wagcina ukubonwa ngumama wakhe ngeSonto ngezithuba zabo-18:00. UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo…
UZOYIVIKELA INTUTHUKO YAMANZI UMPHAKATHI WASEBURFORD
Umphakathi wase Burford eSigodiphola izolo ubize umhlangano ophuthumayo nekhansela lendawo uMthokosizi Khoza. Umphakathi ukhathazekile ngabantu bakulendawo abafuna ukumisa uhlelo lokufakwa kwamanzi endawoni. lo mphakathi uthi kunomuntu wendawo omise usonkontileka obafakela amanzi.Bathi ubuza…
BAKHIHLA ISILILO ABAFUNDI BASE-DUT ABATHI KUZE KUBE MANJE ABAKAZE BANIKEZWE IZINCWADI EZIBALULA UKUTHI SEBEQEDILE UKUFUNDA
Abafundi abangu-28 baseDurban University of Technology (DUT) kudingeke babeke impilo yabo engozini njengoba bengakazitholi izincwadi zokuphothula iziqu zabo. Omunye umfundi ongathandanga kudalulwe igama lakhe ngoba esaba ukuthi uzomhlukumeza uthe sekumele baphuthelwe amathuba…
UGWETSHWE UDILIKAJELE OWABULALA UMSHAYELI WE-CAP EMGUNGUNDLOVU
Ugwetshwe udilikajele umlisa waseMgungundlovu ngemuva kokulahlwa yicala lokubulala umshayeli wetekisi.INkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ishaye uSihle Myaka ngodilikajele kanye neminyaka engu-45 ebhadla ejele. Okhulumela i-KZN National Prosecuting Authority uNatasha Kara uthi ngo-2021, isisulu, uNkululeko…
UMNYANGO WEZEMFUNDO USHAYE UNGQIMPHOTHWE NGOKUNCIPHISA UKUDLA KWABANTWANA EZIKOLENI
UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal usuzichithile izinhlelo zokunciphisa isabelomali soHlelo Lukazwelonke Lokondliwa Kwabantwana Ezikoleni onyakeni wezimali ka-2024/25.Lokhu kuza ngemuva kokuthi ngoLwesibili uMnyango uhoxise isekhula obuyikhiphile mayelana nezinhlelo zokunciphisa isibalo sabafundi abathola ukudla ngaphansi kwalolu…
I-ACTION SA IHAMBISELE UMNDENI WENDLONDLO YAMARALLY IGILOSA
Inhlangano eholwa uZwakele Mcwango i -Action SA kwisifundazwe sakwaZulu-Natal yenze obekungalindelekile ngemuva kokuthula usomqulu wezithembiso zokhetho egoli ngempelasonto. Lenhlangano ivakashele umndeni ka Thembeka “Nomarally” Dliwako ongawese Mgungundlovu kodwa ofunda eMnambithi. I-Action SA…
UHULUMENI USEGUNYAZE UKUSHINTSHWA KWEGAMA ELITHI “LADYSMITH”
UNgqongqoshe Wezemidlalo, Ubuciko Namasiko uZizi Kodwa usegunyaze ukushintshwa kwegama ledolobha ngokweSigaba 10 (2) soMthetho WoMkhandlu Wamagama Ezindawo eNingizimu Afrika (uMthetho No. 118 ka-1998). Ukuguqulwa kwegama kwashicilelwa kuGazethi Kahulumeni yangomhla zingama-22 kuNdasa, 2024….
AKAYITHANGA “VU” EYO R1500 UMLOTSHWA ETHULA IZETHAMBISO ZOKHETHO ESANDLWANE
Iqembu lase Bergville i-African Poeple’s Movement (APEMO) lethule usomqulu walo wezethembiso zokhetho eSandlwana eBergville Leli qembu elihola umaspala wasoKhahlamba ngokubambisana ne-ANC neNFP lethule usomqulu walo izolo ngeSonto. Umengameli we APEMO uVikizitha Mlotshwa…
ISILILO KUBULAWA UDOKOTELA EMGUNGUNDLOVU
Bakhala ngesihluku abantu kutholakala udokotela eshonile efakwe ebhuthini yemoto yakhe eMbapi. UDr Zamambo Siphokazi Mkhize obesebenzela esibhedlela iHarry GwalaKubikwa ukuthi uhambe wangabuya emsebenzini izolo kulandela ukuthi ephume njengomuntu ibeyofuna ukudla. Uma kuhamba…
I-EFF OTHUKELA ISIGXEKE ISENZO SENKATHA SOKUNDIZISA IBHANOYI ABANTU BENGENAMANZI
Usihlalo we Economic freedom Fighters i-EFF ngamafuphi oThukela uMbongeni Shange usekhwele wadilika ezinkundleni zokuxhumana eqenjini le- IFP oThukela ngendiza ebeyindiza ezindaweni ezahlukahlukene ikhankasela ukhetho. uShange ebhala ekhasini lakhe kuFacebook uthe, “ngisale ngibambe…