Inkatha Freedom Party (IFP) oThukela namuhla ibibambe ingqungquthela yosuku olulodwa eHholo ledolobha lase Mnambithi (Ladysmith Town Hall). Lengqungquthela bekungeyokuphakamisa amagama abantu abazoya kwisishayamthetho sesifundazwe sakwaZulu Natal kanye nasephalamende likazwelonke ngemva kokhetholo oluzayo….
IDLIWE AMANQE ITITANIC IVAKASHELE EMNAMBITHI
Lizidlulele ngehubo iqembu lebhola laseMnambithi elidlala kuKZN Motsepe League kuStream B iDrakensburg FC ngesikhathi libhekene neqembu laseMkhambathini eMgungundlovu iTitanic FC namuhla ntambama ngehora lesithathu. Lomdlalo obubanjelwe enkundleni yezemidlalo iKandahar Sports Ground eMnambithi…
UZOVELA KWI GIANTS OF THE CITY OWASEMNAMBITHI
UNoxolo Mlambo odabuka kwaD eZakheni uzovela kumabonakude ohlelweni Giant of the City ligamenxe elesishiyagalombili namuhla kusihlwa. Loluhlelo oludlala kumabonakude esiteshini esikuDSTV iMoja Love kusuka ligamenxe ihora lesishiyagalombili kusukela namuhla, lulandela impilo yabantu…
ABAFUNDI BADLWENGULE OMUNYE UMFUNDI NGAPHAKATHI EMAGCEKENI ESIKOLE
Umndeni usashaqekile emva kokudlwengulwa komtwana wabo oneminyaka engu-14 ngaphakathi emagcekeni esikole esisendaweni yase-Alex egoli. Isigameko esishaqisayo senzeke ngoLwesine, 8 February 2024 ntambama esikoleni esaziwa ngokuthi yi-East Bank High School kuyona lendawo. Ngokusho…
AMAPHOYISA ASEXOVE UMCIMBI KANGIZWE OBUZOBA SETHEKWINI NAMHLANJE
Amaphoyisa oMaspala iTheku asefake unyawo lwedada emcimbini obuhlelwe uNgizwe Mchunu kaMaskandi obekumele ube seThekwini namhlanje. Ngokwemibiko, amaphiyisa atheleke ekuseni namuhla enkundleni iGugu Dlamini Park khona eThekwini maqede ayalela labo ebebenza amalungiselelo alomcimbi…
UBROOS UTHI ASIKHO ISIDINGO SOKUDLALELA INDAWO YESITHATHU KWI-AFCON
Umqeqeshi weBafana Bafana u-Hugo Broos uthi ukube kuya ngaye ngabe awudlalwa kwkakudlalwa umdlalo wokulwela indawo yesithathu kwi-Afcon ngoba awunasidingo. INingizimu Afrika izovala kulomcintiswano we-Africa Cup of Nations ngomdlalo wokulwela indawo yesithathu neDR…
KUNGAHLE KWETHULWE IKHADI ELILUHLAZA EBHOLENI LEZINYAWO
I-International Football Association Board (IFAB) izomemezela ukwethulwa kwekhadi elisha eliluhlaza njengengxenye yokuhlolwa kwemigomo emisha ebholeni elikhokhelwayo, imithombo iqinisekise kwabezindaba izolo. Izindaba zamakhadi aluhlaza zabikwa okokuqala yiphephandaba laphesheya kwezilwandle i-The Telegraph. Lelikhadi eliluhlaza…
BABUNGAZE ABENZEKAHLE KUMATIKULETSHENI KUNYAKA KA 2023 OKHAHLAMBA
Umkhandlu wasOkhahlamba uholwa ngumhlonishwa uMeya V.R Mlotshwa babambe umcimbi wokubungaza abafundi abangamashumi amathathu abenzekahle ngaphansi kwalo mkhandlu. ICircuit asOkhahlamba ahambe phambili OThukela njengoba Amangwane ethole 91.2% kwathi iBergville yona yathola 88.9% kwathi…
IMEYA IFUNA ABEFUNDISI BAHOLE NJENGA MAKHANSELA
Uphume ngobuningi umphakathi wase Watersmeet eZimbuzini emkhulekweni obuhlelwe amakhansela endawo. Ukhansela Ganert Zikalala kanye no khansela uSanele Msimanga bahlele umkhuleko nemindeni eyakhahlanyezwa izikhukhula kanjalo nomaspala wase Alfred Duma izolo. Lomkhuleko uhanjwelwe umeya…
RAMAPHOSA: SIZOKWELULWA ISIBONELELO SIKA-R350 KODWA ANGEKE SIKHUSHULWE
Umengameli wezwe uMnimzane Cyril Ramaphosa uthembise ukwelula isibonelelo seSocial Relief Fund ngoba abantu baseningizimu Africa bayasidinga futhi siyabasiza ekulweni nendlala nasekufezeni amanye amaphupho abo. URamaphosa usho lokhu ethula inkulumo yakhe yaminyaka yonke…
LIZOTHOBA INHLIZIYO NGEYETHUSI ELAKULELI EMVA KOKUGUQISWA YINIGERIA
Iqembu lesiswe lakuleli labafana bebhola lezinyawo okuyi Bafana bafana aseshabalele amathemba alo okuthi babe ngomanqoba balendebe ye-Afcon eqhubeka ezweni lase Ivory Coast kulonyaka. Lokhu kuza ngemva komphumela wayizolo kusihlwa ngenkathi bebhekene nezwe…
i-EFF IZOKWAZI NGEHORA LESHUMI UKUTHI IYAYA YINI KWI-SONA YALONYAKA
I-EFF izolalela isinqumo senkantolo ngoLwesine, 8 February ngo-10 ekuseni mayelana nokumiswa kwabaholi bayo abayisithupha. Lokhu kuvezwe ngunobhala-jikelele weqembu uMarshall Dlamini ngesikhathi evakashele isizinda eMoses Mabhida Stadium ngoLwesithathu, 7 February, ngaphambi kokwethulwa komhlahlandlela…