Umama uFikile Rebecca Ndlovu (54 ) wase Limehil uhlomule ngendlu enamagumbi amane enhlanganweni i-African National Congress (ANC) eJosiah Gumede Region kule mpelasonto esisuka kuyona. Unobhala walenhlangano u uMnuz Bonga Hlomuka uthi uhlelo…
KUYODELA UMAKHASANE OSIZWENI OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA
Amaqembu ahlukene ezepolitiki ngaphansi kwesifunda amaJuba angene umuzi nomuzi acela ivoti okhethweni lokuchibiyela. Ezinyangeni ezindlule kwasula ikhansela le African National Congress(ANC) ku ward 11 kumaspala wase Newcastle uMnuz Mqondisi Dladla. Ngolwesithathu usuku…
UZWANE UNETHEMBA LOKUTHI UZOLITHOLA IJEZI KELENGXENYE YESIZINI EPHEFENI
Umdlali wasesiswini osemncane weKaizer Chiefs, uSamkelo Zwane, uthi akenzanga kahle ngethuba lokudlala abelithola kuKaizer Chiefs kodwa akenzanga kahle. UZwane, okhushulelwe kwisikimu esiphezulu ekuqaleni kwesizini edlule, akakaqali ngisho owodwa umdlalo kuMakhosi kule sizini,…
IZONYUKA IMALI YAMA TOLLGATE NGENYANGA EZAYO
Inhlangano yezemigwaqo i- National Road Agency kuleli isanda kwethula ukunyuka kwenani layo ngo 6.25% nelishicilelwe kusomqulu ekuqaleni kwalenyanga okubona kale kwehlile uma kuqhathaniswa nonyaka owendlule eyayingu 6.85% . USANRAL uthi lezi zimali…
UMTHANDENI UTHI USESHIYA PHANSI INDABA YOKUTHUKANA NOKHUZANI
Inkunzi yomuculi kamaskandi kuleli umthandeni Manqele obuye aziwe ngeGcokama Elisha uthi useyaphuma ekuthukaneni nabanye abaculi. UMthandeni ubekhuluma nentatheli yeSelect Africa TV eqeda ukucula emcimbini weqembu i-EFF obuseMoses Mabhida ngempelasonto. uMthandeni SK uthi…
SEKUZOMELE UPHASE NGO 60% UKUZE UKWAZI UKUXHASWA NGU-NSFAS
Abafundi abahlulekayo ukuthola isilinganiso sezifundo ezingu-60% ngeke besaluthola usizo lwezezimali kusukela ngonyaka ozayo. Lokhu kushiwo nguNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme nokuqeqesha, uBlade Nzimande, obekhuluma nabezindaba mayelana nokulungela kwesikhwama esixhasa abafundi ngezimali iNational Student Financial…
ININGIZIMU AFRICA IBUYE NEZINDONDO EZIMBILI KWEYEMIKLOMELO YE-AFCON
Ngemuva kokuthi i-Ivory Coast inqobe i-Africa Cup of Nations ka-2023, kuye kwamenyezelwa abawine imiklomelo, kanti iBafana Bafana imuka nemiklomelo emibili. U-Ronwen Williams waseNingizimu Afrika uqokwe njengonozinti woMqhudelwano ngemuva kokungenelwa amagoli amancane kunabo…
WAMUKELWE NGENHLOKOMO UMFUNDISI OMUSHA WAMAWESELI OKHAHLAMBA
Namuhla abazalwane bebandla iMethodist Church of Southern Africa (Amaweseli ) kwi Sekethe yaso Okhahlamba bamuke umfundisi wabo omusha uMnu Siyabonga Soci njengomholi webandla Okhahlamba. Lomcimbi ubuhanjelwe ngabefundisi abaqhamuka kuma sekethi ahlukene esingabala…
INHLEKELELE KUDUBULEKA ABANTU EMNCWABENI ENDAWENI YASEWYHOEK EMNAMBITHI
Bathuka izanya abantu base Wyhoek eMnambithi kulandela ukudubuleka kwabantu bebuka emngcwabeni. Umphakathi wakuleyandawo namuhla ubuyongcwaba insizwa yakwaThungo okubikwa ukuthi yadutshulwa eGoli. Ngokujwayelekile kunalomkhuba owenziwayo uma umuntu edlule ngesikhali (isibhamu) kuyaye kuqhunyiswe izibhamu…
KUHLEHLE IMIDLALO YE-DSTV PREMIERSHIP NGENXA YEMPUMELELO YEBAFANA BAFANA
Ukwenza kahle kwe bafana bafana kumqhudelwano we afcon sekwenze ukuba kuphazamiseke ukuqala kwe midlalo ye DSTV PREMIERSHIP. Inhlangano ebhekelele ibhola kuleli okuyi premium soccer league (PSL) seyikhiphe isitatimende esiqinisekisa ukuthi imidlalo obekumele…
IBUYE NE NDODO YE THUSI IBAFANA BAFANA KWI AFCON 2023
Sekungumlando omuhle ukuthi iqembu lesiswe lakulelili okuyi bafana bafana, likwazile ukuthi libuye kukhona elikuphethe esandlani njengoba osukwini lwayizolo bekwazile ukuthi benqobe ngenkathi bebhekene nezwe lase DRC. Lomdlalo uphele kungekho ofuna ukugoba uphondo…
UBE YISISULU SEZIGILAMKHUBA UMSAKAZI WENQUBEKO FM EMNAMBITHI
Sezinesu elisha izigebengu lukuwaka amaciko ngokuwakhohlisa ngokuwaqasha ukuze zithole imali. Ngolwesine oledlule zifonele ongumsakazi esiteshini somsakazo ozinze eMnambithi uSiyabonga Perfect Mlotshwa owaziwa ngelika MFAN-PERFIE bemuthembisa ukumqasha kumkhankaso we HIV ohlelwe ngumnyango wezempilo…