Inhlangano eyengamele amabandla eZayoni eMnambithi eyaziwa ngokuthi Ubumbano Lukahlangana Zion ihlele ingqungquthela yokucija abaholi emabandleni eZayoni ngamacebo nezindlela eziyizo zokuhola ibandla. Lenhlangano, ithi kubalulekile ukuvuselelana nokucobelelana ngendlela eyiyo yokuhola ikakhulukazi emabandleni ukuzE…
UMKHONTO WESIZWE UMISE AMALUNGU ABEZAMA UKUSUNGULA UPHIKO LWABAFUNDI LWE-MK
Uphiko lwentsha yoMkhonto Wesizwe (MKYL) lumise amalungu alo amabili abefuna ukusungula uphiko lwabafundi kuleli qembu. Izindaba zokumiswa kwabo zimenyezelwe nguNobhala-Jikelele wesikhashana weMKYL, uMinenhle Cibane, izolo. Amalungu amisiwe uMnqobi Msezane noThamsanqa Khuzwayo. “I-MKYL…
KUBOSHWE ILUNGU LE-EFF ELISOLWA NGOKUPHAZAMISA UNGIZWE ETHULA INKULUMO ETHEKWINI
Uhleka yedwa uNgizwe Mchunu, ngemuva kokuboshwa komkhulumeli we-EFF KwaZulu-Natal, uMazwi Blose, izolo. UBlose kuthiwa ubeyingxenye yamalungu nabalandeli be-EFF abahlasela uMchunu esithangamini nabezindaba ngenyanga edlule. Ukuboshwa kukaBlose kuza ngemuva kokuthi uMchunu evule icala…
BAMUKELWE NJENGA MAQHAWE ABADLALI BE BAFANA BAFANA
Bebephume ngobuningi babo abathandi Kanye nabalandeli bebhola lezinyawo bakuleli ukuyokwamukela iqembu lakuleli le Bafana bafana, njengoba lithelekile kuleli namuhla ekuseni libuya empini ebibanjelwe ezwenikazi lase Ivory Coast. Iqembu le sizwe okuyi bafana…
KUKLONYELISWE IMIKHANDLU EYENZE KAHLE ESIFUNDAZWENI SAKWAZULU NATALI
UMnyango wezokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu kwazulu-natal ububambe umcimbi wokuklomelisa imikhandlu eyenzekahle esifundazweni (COGTA Municipal Exellence Awards) ehholo ledolobha eMgungundlovu izolo ebusuku. Lomcimbi ubuhanjelwe ngabaholi bomdabu, abaholi bomphakathi , ongqongqoshe Kanye nabasebenzi bemikhandlu…
KUXWAYISWA NGEZIGILAMKHUBA EZIQOLA ABANTU IZIMPESHENI ZABO
KUXWAYISWA abantu abahola impesheni ukuthi baqaphele umkhonyovu lapho bethunyelelwa khona izincwadi ezingombombayi egameni lesikhwama iGovernment Employees Pension Fund (GEPF). Kusolwa ukuthi izincwadi zomgunyathi zithunyelelwa amalungu eGEPF nabahola impesheni, kusetshenziswa amaphepha omgunyathi eGEPF…
LIYAQHUBEKA ICALA LEBHUNGU ELISOLWA NGOKUBULALA ABAQWAYIZI ABAYISITHUPHA
Icala likaSifiso Mkhwanazi oneminyaka engu-21 kuphela okusolakala ukuthi wayeqhutshwa ukuziphindiselela nokudinwa ngokubulala abadayisa ngomzimba abayisithupha ngo-2022, liqhubeke ngoLwesibili eNkantolo eNkulu yaseGoli ehleli ePalm Ridge. Inkantolo ilalele mayelana nokuhwebelana ngocansi ngesikhathi ufakazi wesine…
UMALEMA NOLUSUFI BAHLANGABEZE IBAFANA BAFANA ESIKHUMULWENI SEZINDIZA NAMUHLA EKUSENI
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema kanye noNdunankulu waseGauteng uPanyaza Lesufi bajoyine inqwaba yabantu baseNingizimu Afrika esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport ukuze bamukele iBafana Bafana ngoLwesithathu ekuseni. IBafana ibuya ekhaya…
LIHLEHLISELWE INYANGA EZAYO ELENKABI EYALALELA UNYENDLE ISIKHULU SAMATEKISI
UMbuso uyayiphikisa ibheyili ecaleni lomsolwa osolwa ngokubulala abantu abahlanu nokulimaza ababili esigamekweni sokudubula oThongathi, enyakatho yeTheku, ngonyaka odlule. Amaphoyisa athi uSphelele Gumede kusolakala ukuthi waalalela uyendle iqulu labantu ngoMashi nyakenye walidubula.. Okhulumela…
KUBOSHWE OWOKUFIKA KULELI OBEZENZA IPHOYISA
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe owesilisa (38) ongowokufika kuleli ngokuzenza iphoyisa phakathi kwamanye amacala. Amaphoyisa aseBerea avule amacala okuzenza iphoyisa, elokutholakala nezidakamizwa kanye nokukhwabanisa kowokufika otholwe ne-rock cocaine nomazisi wamaphoyisa omkokotelo kuVause Road eMusgrave…
KUBOSHWE UYISE WENGANE KUTHOLAKALA INGANE EBITHUNJIWE
Amaphoyisa e-KZN asekuqinisekisile ukuboshwa kukayise wengane yentombazane, 14, okubikwa ukuthi ithunjwe ngesonto eledlule. Lentombazanyana kuthiwa ihlwithwe ngaphandle kwesikole efunda kuso eSenembe ngoMsombuluko odlule. Amaphoyisa athi athole lomtwana ehamba nensizwa eneminyaka engu-23 ubudala…
ODOKOTELA BABHIKISHE EMPHITHI BEKHALA NGAMATHUBA EMSEBENZI
Idlanzana lodokotela abasebancane, abangasebenzi baseKZN, basole uhulumeni ngokubancisha ithuba lokubuyisela emiphakathini yabo. Bangabanye besixuku sodokotela ababhikishe ngaphandle kwamahhovisi oMnyango Wezempilo e-KZN eMgungundlovu ngoMsombuluko ekuseni. Bakhala nangabasebenzi abangaqeqeshiwe abafakwa ezikhundleni eziphezulu nenkohlakalo kulo…