Umasipala wase Madlengeni eUtrecht ongomunye womaspala abancane kakhulu kwisifundazwe sakwaZulu-Natal. Lomaspala oholwa iNkatha Freedom Party (IFP) ne Democratic Alliance (DA) ubungaphansi kwesandla somluwuli iminyaka emithathu ngenxa yokungasebenzisani kahle nokungabikho kozinzo kumakhansela ahola…
IYAQHUBEKA IMIDLALO YENOMGWENYA SECURITY MEN’S REGIONAL LEAGUE
Iyaphubeka impi ye midlalo ye Nomgwenya league edlalelwa lapha ezinkundleni azahlukene zaso Othukela namaphethelo. Kulempelasonto amehlo ayobe ethe njo kulezi nkunzi ezimbili ezibambene ngezihluthu lapha phezulu kwi Log njengoba kungekho efuna ukugoba…
IBUYA NGAMANDLA EYE DSTV PREMIERSHIP KULEMPELASONTO
Sekusukile lokho kwimidlalo ye Dstv premiership kulempelasonto njengoba amatsatsatsa apitoli eqale ngo kudlala ngokulingana ne Stellenboch FC ngo 1_1 izolo ebusuku khona epitoli. Lomuphumela usho ukuthi iqembu le Supersport liku number 2…
UFIKELWE NGUMUNYU UGOGO OBESEHLUPHEKE IMINYAKA ETHENJISWA USIZO NGUMEYA.
Owesifazane wase Weenen osekhulile usehlale iminyaka engazi ethathe ini ahlanganise nani engenawo nomazisi. UMama owakwaNtshaba waseWeenen endawen ebizwa ngokuth iseMadulanweni uphila esimeni esingathokozisi njengoba engenayo i ID nokuyiyo ebingalekelela ukuze abhalisele impesheni….
KUFE AMASOTSHA AMABILI AKULELI E-DEMOCRATIC REPUBLIC OF CONGO
Amasosha amabili aseNingizimu Afrika ashone kwalimala amathathu eDemocratic Republic of Congo (DRC) ngesikhathi kuqhunyiswa ibhomu enkambini yeSouth African National Defence Force (SANDF) ngabo-1:30 ntambama ngoLwesithathu. Okhulumela iSANDF uSiphiwe Dlamini uveze lezi zindaba….
INHLANGANO I-SANCO IXOSHE UZUMA KWESIKASIHLALO E-KZN
ISouth African Civic Organisation (Sanco) KwaZulu-Natal isixoshe lowo owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, njengoSihlalo wayo esifundazweni. Ukuxoshwa kukaZuma kumenyezelwe esithangamini sabezindaba ngoLwesihlanu eThekwini ngemuva kokuba isigungu esiphezulu seSanco esifundazweni (PEC) sihlangene ukudingida…
UBE YIMPUMELELO UMHLANGANO WEMEYA NAMAKHOSI ANGAPHANSI KWESIFUNDA UTHUKELA
UMhlonishwa uMeya Inkosi yakwaShabalala Ukhansela NB Shabalala namuhla uhlanganyele kanye nendlu yamaKhosi ngaphansi kwesiFunda uThukela ukuyoqinisa ubudlelwano phakathi kobuholi bomdabu kanye noMasipala. UMhlonishwa uMeya Inkosi yakwaShabalala kulomhlangano wethulele indlu yamaKhosi ngezinhlelo zikaMasipala…
ZEHLILE IZIBALO ZABABULEWE KWAZULU NATAL PHAKATHI KUKA-OCTOBER NODECEMBER NYAKENYE
Bangu-7,710 sebebonke ababulawa eNingizimu Afrika phakathi komhla lu-1 kuMfumfu nomhla zingama-31 kuZibandlela wezi-2023. Lokhu kusho ukwanda ngabantu abangu-155 ababulawa ngesikhathi esifanayo ngonyaka odlule. UNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele uveze lokhu ngoLwesihlanu, ngesikhathi ekhipha…
UMSAKAZI WEGAGASI FM UZOBONAKALA KWEMINYE YEMIDLALO KUMABONAKUDE
Umsakazi wesiteshi somsakazo sabantu abasha saKwaZulu-Natal iGagasi FM obuye abe ngusomahlaya uFelix Hlophe uthole ithuba eliyingqayezivele lokulingisa kweminye yemidlalo yamahlaya ezoboniswa kumabonakude wakuleli. I-Ekhaya Backpackers ikhuluma ngabakwaMthembu, okungumndeni ohluphekayo kodwa ohlela ukushintsha…
KULIMALE ABANGU-17 ENGOZINI ENYANTISAYO
Kushone abantu ababili kwathi abangu-17 balimala ngesikhathi kushayisana izimoto eMgungundlovu KwaZulu-Natal ngoLwesine ebusuku. Ngokusho kwabe-ALS Paramedics, lesi sigameko senzeke ngabo-9.30 ebusuku ngoLwesine, “Abezimo eziphuthumayo bakwa-ALS boMgungundlovu bathunyelwe engozini yemoto eyenzeke ku-N3 obheke…
URAMAPHOSA UTHI IZINKINGA ZALELIZWE ZIDALWE UHULUMENI WOBANDLULULO
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi ezinye izinkinga ezikhungethe iNingizimu Afrika zabangelwa ukuhlupheka nokungalingani okwadalwa yisikhathi sobandlululo. Nokho uthe uhulumeni wakhe uzamile ukubhekana nazo ngezinhlelo ezahlukene okubalwa kuzo izibonelelo zikahulumeni nezinye izinhlelo. URamaphosa ubephendula…
SEBEZIHLOMULELE NGOMHLABA ABADLALI BEZWE LASE NIGERIA NGOKUFIKA KWABO KWI FINAL YE AFCON
Umongameli wezwe lase Nigeria uMnu Bola Ahmed Tinubu, wenze okungajwayelekile kulokhu kubafana bakhe abebedlala imidlalo ye African cup of nations (afcon) ebibanjelwe ezweni lase Ivory Coast njengoba ebabizele ekhaya elikhulu Elise Abuja…