Iqembu leMoroka Swallows selikuqinisekisile ukuthi obekubahlanganisa noSteve Kompela (56) obengumqeqeshi waleli qembu sekuphelile. Lesi sinqumo siphume izolo nalapho lezinhlaka zombili zihlangene zavumelana ngokuthi kungcono kuhlukaanwe ngezindlela zokusebenza ngoba sengathi ubucu obuhle abuhambi…
IMEYA YOMKHANDLU UTHUKELA IHAMBELE ISIKOLE I-AMAZIZI HIGH SCHOOL EBERGVILLE
Kube nenjabulo kubafundi nothisha basesikoleni i-Amazizi high school bavakashwela umeya womkhandlu uThukela namuhla ekuseni. Imeya yomkhandlu uThukela Inkosi Ntandoyenkosi Shabalala uhambele lesikole esingesinye sezenza kahle kakhulu ngaphansi kukamaspala wasoKhahlamba. Umeya ubephethe izipho…
UVELE ENKANTOLO OSOLWA NGOKUBULALA ILUNGA LE-IFP EMTSHEZI
Izolo ngoMsombuloko womhla ka19 kwephezulu, ibhungu elineminyaka engu-22 ubudala elisanda kuboshwa ngecala lokubulala ilungu leNkatha Freedom Party (IFP) livele okokuqala enkantolo kmantshi eMtshezi. USithembiso Xulu oneminyaka engamashumi Mbili nambili ubhekene necala lokubulala…
UVUKE UMBHEJAZANE UMPHAKATHI WASE MATIWANE UKHALA NGENDLELA OKUQHASHWE NGAYO ABAZOKWAKHA UMGWAQO
Umphakathi wase Matiwane nowaseJonono obuwotha ubomvu uvale amasango enkampani i-Raubex ngamaketanga nezingidi, lenkampani yakha umgwaqo u N11 namuhla ekuseni. Umphakathi usola uphiko lomnyango wezokuthutha iSANRAL ngokungathembike nangokusebenzisa umnyango wezisebenzi ukufeza izinhloso zawo….
UNDUNANKULU UFUNA KUBUYISWE IMIHOLO YEZAGUGA EZINDAWENI ZASEMAKHAYA
UNdunankulu Wesifundazwe saKwaZulu-Natal uNomusa Dube-Ncube uthi sesifikile isikhathi sokuthi kubuyiswe imiholo yezaguga ezindaweni zasemakhaya nasemalokishini ukuze kusimamiswe umnontho wezindawo. uDube-Ncube ubekhuluma izolo kwingqunguthela eyaziwa ngokuthi yiRebranding The Township Spaza Shop Indaba 2024…
OWESILISA UDUTSHULWE IMILENZE EMIBILI EMVA KWENGXABANO NONOGADA
Umsebenzi wasesitolo eSundumbili, KwaZulu-Natal, udutshulwa emilenzeni yomibili ngoMgqibelo kulandela ukuhilizisana nekhasimende. Lesi sigameko senzeke esitolo sendawo, lapho umsebenzi exabene nonogada waserenke yamatekisi eseduze. Kubikwa ukuthi emva kwenxabano lonogada waphuma endaweni yesigameko wabuya…
IPIRATES IZOBHEKANA CRYSTAL LAKE FC KOWE-NEDBANK CUP
IPremier Soccer League igcine isiqinisekise izitha ne-Orlando Pirates emzuliswaneni wama-32 weNedbank Cup. Ukutonyulwa kwezibalo kwenzeke ngomhlaka-18 Januwari, kodwa ngaleso sikhathi abamele iSafa esifundeni saseMpumalanga bebengakaqinisekiswa ngenxa yezinkinga ezithile zokuphatha. Nokho iPSL isimemezele…
KUKHONA ABANGENEME ENDLUNKULU NGOKUQOKWA KUKANDUNANKULU OMUSHA
SEKUQUBUKE ukungezwani phakathi kwamalungu eNdlunkulu kaZulu ngobuholi beSilo samaZulu uMisuzulu kaZwethini njengoba abaholi bamabutho namakhosi bezwakalisa ukungenami ngendlela iSilo esisingatha ngayo izindaba zesizwe. Phambilini, kuqubuke umbango wobuholi beSilo uMisuzulu ebukhosini bakwaZulu, lapho…
UMOTSOALEDI UFUNA OMASPALA BASHAYE UMTHETHO ONQABELA ABOKUFIKA UKUTHI BAVULE IZIPHAZA
Emizameni yokuqinisekisa ukuthi abanikazi bezitodlwana ezaziwa ngeziPaza kuleli banamaphepha afanele, uNgqongqoshe wezaseKhaya uDkt Aaron Motsoaledi uthinte uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu (COGTA) ukuze wenze imithetho komasipala evimbela abantu abangenawo amaphepha ukuthi baqhube…
IMIPHUMELA YE NOMGWENYA SECURITY MEN’S REGIONAL LEAGUE YANGEMPELASONTO
Liqhwakele iqembu le junior eleven ngemva kokubhaxabula kabuhlungu iqembu le Real Magic ngama goli 0_3. Ukunqoba kwabo kusho ukuthi sebenamaphuzu 44 ngemva kwemidlalo 17 asebeyidlalile lokho okubenza babe ngu number 1 njengoba…
KUTHUNGATHWA UMDLWENGULI OYINGOZI OWEQE EJELE
UClatta Gumbo ongumdlwenguli ogwetshwe udilika jele ejele lase Tswane eBaviaanspoort weqe ngesikhathi behanjiswe kudokotela eMamelodi Hospital ngomsobuluko odlule. Lesi siboshwa esiboshelwe amacala okudlwengula, ukushaya kanye nokuthumba satholakala sinamacala ngonyaka ka 2018 sabe…
UYALULAMA UTHISHANHLOKO ODUTSHULWE NGUMFUNDI
UThisha omkhulu wesikolo samabanga aphansi iPrimrose primary eGimiston eGoli uyalulama esibhedlela ngemuva kokuthi edutshulwe ngumfundi esikoleni. Ngolwesihlanu uthisha uye wayalela abafundi bebanga lesine ukuba bathathe izincwadi zabo befunde bengabangi umsindo, nokubikwa ukuthi…