Babalelwa emakhulwini amabili namashumi amathathu nesishiyagalombili abahlomule ngenkathi uMeya Cllr Zama Sibisi wase AlfredDuma namakhansela bahambele kuma ward ahlukene eMnambithi ukuyolula isandla kwimndeni eyakhanyezwa zikhukhula ekupheleni konyaka owedlule. Abebeyingxenye amalunga omphakathi ahlomulile…
UHLOMUKA UVAKASHELE EST-CHADS PRIMARY NGAPHANSI KOHLELO LWAKHE LWEKHUMBULA EKHAYA
Liya ngokufezeka iphupho lika Ngqongqoshe wezokuthutha nokuphepha KwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka lokuhambela zonke izikole zasoThukela. Namuhla izikole ezimbili ngaphansi kwasifunda uThukela zihlomule ngemifaniswano kanye nezicathula ohlelweni lukaNgqongqoshe uSipho Hlomuka lika Khumbulekhaya. Kanti…
LISAZOMA UKUQULWA IZINYANGA EZINE ICALA LIKABESTER NOMAGUDUMANA
Icala lokweqa ejele [likaThabo Bester lisazoma ezinye izinyanga ezine kulandela ukuvela okokuqala eNkantolo eNkulu yaseBloemfontein. Umbulali nomdlwenguli uvele nozakwabo uDkt Nandipha Magudumana nabasolwa abayisikhombisa okuhlanganisa noyise kaMagudumana. Bonke basolwa ngokusiza uBester ukuba…
BATHOLWE BENECALA ABANIKAZI BENYOBENI TARVEN
Abanikazi bethaveni Enyobeni uSiyakhangela noVuyokazi Ndevu e-Eastern Cape balahlwe yicala lokudayisela izingane ezincane utshwala. Laba bashadikazi bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yase-East London ngoLwesithathu, lapho bazobuya khona bazogwetshwa ngoLwesihlanu. Inkantolo ithole ukuthi laba…
USHAYE UNGQIMPHOTHWE UBILLIAT NGEQEMBU AZOLIJOYINA
Kuguquke amatafula ekusaseni lebhola likaKhama Billiat, i-Yadah Football Club yaseZimbabwe yaseZimbabwe igcine ibe nesivumelwano nowayeyisihlabani seMamelodi Sundowns kanye neKaizer Chiefs. UBilliat, 33, ubemataniswa neDynamos FC ebisize yamgcinela unombolo-12 njengejezi azoligqoka. Kodwa-ke, izingxoxo…
IMIBONO YABAFUNDI: SICELA UMASPALA I-ALFRED DUMA UNGENELELE KUNGAZE KULIMALE IZINGANE EMBULWANE
MHLELI siwumphakathi wase Mnambithi endaweni esiyakhele, sinesicelo lapha nesifiso ukuba uMasipala wethu Alfred Duma Local Municipality ubambisane nekhansela usisize ngokwakhiwa kabusha kwebhuloho lalapha eMbulwane. Lelibhuloho liphumela emathuneni nokuyilapho umphakathi ufihla khona amalunga…
IZINQOBELE KALULA NJE IMAMELODI SUNDOWNS KOWE NEDBANK BANK CUP
Umqeqeshi we LA Masia (Umatatazela) okuyigama aduma ngalo ngezikhathi zakhe u Dain Klate, uthe sikhulu isifundo abasifunde emudlalweni wasosukwini lwayizolo njengoba ezakhe zikhale ngaphansi kwi Mamelodi Sundown ebingagayelwa mphako Uma Iya phambili…
LIBUYELA ENKANTOLO ELIKABESTER NOMAGUDUMANA NAMHLANJE
Liyabuyela enkaantolo icala lodumo lokweqa komdlwenguli owayedoba izisulu kuFacebook uThabo Bester. uBester uzovela kanye nabasolwa abayisishiyagalolunye athinteka nabo ekweqeni kwakhe e-Mangaung Correctional Centre ngoMeyi 3, 2022. Kusolakala ukuthi Isidumbu sikaKatlego Bereng sasetshenziswa…
KUBOSHWE ISIKHULU SIKAMASPALA ESIKWELETA UGESI ONGAPHEZU KUKA-R200 000
KUBOSHWE isikhulu sikamasipala waKwaZulu-Natal ngemuva kwezinsolo zokusebenzisa isikhundla saso sikamasipala ngokuphindelela ukubuyisela ugesi ngemuva kokunqanyulwa izikhathi eziningi. UMbeko Nzimande, 44, oyisikhulu soMnyango wezokuXhumana kumasipala wesifunda uMgungundlovu, uboshwe ngoLwesibili ekuseni. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni,…
SELUMENYEZELWE USUKU OKUZOBANJWA NGALO UKHETHO KULELI
Uphelile umdlalo wokulinda kwizakhamizi zaseNingizimu Afrika kanye namaqembu ezepolitiki ngoba ukhetho lukazwelonke luhlelelwe uLwesithathu, 29 May 2024. IHhovisi likaMengameli likuveze lokhu ngoLwesibili ntambama. UMongameli uCyril Ramaphosa wenze lesi simemezelo, njengesakhamuzi sokuqala saseNingizimu…
SEBEZOPHUZA AMANZI AHLANZEKILE ABASE NDUNWANA E BERGVILLE
Umphakathi wase Bergville e Ndunwana ujabule wahluleka ukuzibamba uMeya wasoThukela ethula ingqala sizinda yamanzi kulendawo. Namahla iMeya kaMaspala uThukela Inkosi Ntandoyenkosi Shabalala nobuholi basoThukela kanye nabamele uMaspala wasoKhahlamba bebungaze umsebenzi wokudluliselwa kwamanzi…
SINYUKILE ISIBALO SABANGASEBENZI KULELI
Abakwa Statistics South Africa (Stats SA) bakhiphe izibalo zabantu abasebenzayo nabangasebezi kuleli, izibalo zikhonba ukuthi senyukele ku- 32.1% isibalo sabantu abangasebenzi esigamini sesine sonyaka ka 2023 sisuka ku 32.9%. Lokhu kuchaza ukuthi…