UThisha omkhulu wesikolo samabanga aphansi iPrimrose primary eGimiston eGoli uyalulama esibhedlela ngemuva kokuthi edutshulwe ngumfundi esikoleni.
Ngolwesihlanu uthisha uye wayalela abafundi bebanga lesine ukuba bathathe izincwadi zabo befunde bengabangi umsindo, nokubikwa ukuthi kube nokuxokozela kwabantwana kodwa uthisha wangakunaka .
Kuthe sekudlule isikhathi umtwana ongadalulwanga oneminyaka engu 13 wanikela egumbini lothisha( staff room) nalapho efike ephethe khona isibhamu wadybula utjishanhloko walimala.
Isibhamu asisebenzisile ngokwemibiko singesomzali wakhe okushokhona usintshontshile, umtwana uzovela enkanto yase Germiston kungekudala.