UNgqongqoshe Wezasekhaya osanda kuqokwa uLeon Schreiber uthe uzoba ungqongqoshe womnyango ozohlezi u,”Online” U-Schreiber ubhekise ohlelweni olungathembekile oluvamise ukungaxhumeki ku-inthanethi emahhovisi oMnyango Wezasekhaya, okuholela ekutheni abantu abadinga kakhulu izinsiza bajikiswe. Ungqongqoshe uthe amagama…
ISILILO KUBULAWA UMGIJIMI EMNAMBITHI
Bakhala ngesihluku kutholakala isidumbu salowo ongumgijimi weComrade uOgopoleng Modise. UModise kusolakala ukuthi ugwazwe wabulawa izolo esemgwaqeni ezilolonga. Abangani nezihlobo bacinge usuku lwayizolo kuthe namuhla kwatholakala umbiko wokuthi utholwe ngonogada emgwaqeni ngasesibhedlela esizimele…
KUBOSHWE ABABILI LWELOKUBULAWA KUKA WANDILE NGCOBO
Amadoda amabili aboshiwe ecaleni lokudlwengula, kugwaze kuphinde kubulawe intombazanyana eyabe ingumfundi kaGrade 11 eThekwini. UWandile Ngcobo watholakala eshonile eboshwe izandla ekhaya lakhe eMlaza ngoNhlaba kulonyaka , phakathi kwezinto ezathathwa kwaku ngumakhalekhukhwini wakhe….
USEVUKE NJENGOMQEQESHI WE TS GALAXY U BERNARD PARKER
Uma kade ebona ebholeni lakulelili u Bernard Parker (38) obegijima kwi TS Galaxy nge Season eyendlule njengomdlali, manje usehlomule ngokuvuka nezindaba ezithi usezoba ngumqeqeshi waleliqembu. u Parker usegijime ebholeni elikhokhelwayo iminyaka engaphezu…
ICHIEFS IVALE ISIKHALA SIKAHLANTI NGESITOBHA SEPIRATES
Umdlali wasemuva kwesokunxele uBongani Sam uzothola ithuba lokuvuselela umsebenzi wakhe owake wathembisa, ngemuva kokuvumelana neKaizer Chiefs. USam, ohlanganisa iminyaka engu-27 ekupheleni kwenyanga, ubesemabhukwini e-Orlando Pirates iminyaka emihlanu edlule, kanti nakuba edlale imidlalo…
UNGEZANA UNQOBE ISICOCO SAKHE SESIBILI EYUROPHU
Owayengumdlali wasemuva weKaizer Chiefs uSiyabonga Ngezana usenqobe isicoco sakhe sesibili eRomania ngemuva kokuba iFCSB idle isicoco seSuper Cup. UNgezana, 26, wasiza iFCSB ukuthi inqobe isicoco sayo sokuqala seSuperliga ezinyangeni eziyisishiyagalolunye ejoyine leli…
UTHE UKU”XOXA” NAYE UMPHAKATHI UMSOLWA OSOLWA NGOKUBULALA ABANTWANA MAQEDE WABAGQIBA
Izidumbu ezimbili zezingane ezincane zimbiwe ePienaar, eMpumalanga. Isidumbu sikaJunior Mabandla (6) simbiwe emathuneni ekuseni ngoLwesine, kwathi isidumbu sikaPeaceful Khoza (3) esishile satholwa ethuneni elingashoni elibalelwa ku-500m ukusuka emathuneni. Intombazane encane yaduka ngoLwesithathu,…
KUSHONE ABABILI ENGOZINI ENYANTISAYO ETHEKWINI
KUSHONE abantu ababili engozini yemoto eyenzeke eHillcrest, entshonalanga yeTheku, ngoLwesihlanu ekuseni. Kukholakala ukuthi izimoto ezimbili zishayisane ekhoneni likaNanda noWest Riding Road. “Abesilisa ababili abebehamba ngeSUV encane batholakale bevaleleke kanzima, abezimo eziphuthumayo basheshe…
UTHOLAKALE EHOSTELA ESOWETO USOMABHIZINISI OBETHUNJIWE
Amaphoyisa ahlenge usomabhizinisi wasePortugal ehostela laseNancefield, eSoweto, lapho ebeboshelwe khona. Lo mkhankaso obuholwa yi-Special Task Force yeSouth African Police Service ngoLwesine ntambama, ubususelwe phezu kwemizamo yophiko lwezobunhloli. Okhulumela amaphoyisa kuzwelonke u-Athlenda Mathe…
SIYASHAQISA ISIBALO SABANTU ABASHA ABAFA EZINGOZINI ZOMGWAQO
Inhlangano ebhekene nokukhokha izinxephezelo zabalimale emgwaqeni i-Roads Accidents Fund (RAF) isimemezele izindaba ezishaqisayo ngabantu abasha abalimala ezingozini zomqwaqo eNingizimu Afrika. Lezi ndaba zimenyenzelwe ile nhlangano embikweni wayo kuleli sonto. I-RAF ithi ngokombiko…
UHAMBELE INDAWO YASEMNAMBITHI UNGQONGQOSHE WEZOKUTHUTHUKUSWA KOMNOTHO
UMfundisi Musa Zondi onguNgqongqoshe wezokuthuthukiswa komnotho, ezokuvakasha kanye nokongiwa kwemvelo ehambisana naMakhosi asoThukela,nabomkhandlu UThukela kanye nethimba lakhe bavakashele izimboni ezahlukene endaweni yaseMnambithi . UNgqongqoshe uhambele izimboni zaseZakheni ePitasi ezingaphansi kwe-Ithala( Ithala industrial…
ANGITHANDI UKUHAMBA KUSUNDOWNS – MOKWENA
Ngemuva kokushiya kwakhe kuMamelodi Sundowns kuleli sonto, uRulani Mokwena umile kwelokuthi akafuni ukuhamba, kodwa isandla sakhe saphoqeleka ngemuva kokuthi iqembu limemezele ukuthi livumile ukuhlukana. ISundowns ithe lesi sinqumo sithathwe yibhodi ngemuva kokucubungula…