UMbuso usuwahoxisile wonke amacala abethweswe umethuli wezinhlelo zethelevishini nomrepha uMolemo ‘Jub Jub’ Maarohanye. UMaarohanye ubebhekene namacala amathathu okudlwengula, amabili okuzama ukubulala nelilodwa lokushaya. Wazinikela emaphoyiseni eGoli ngonyaka odlule ngemuva kokuthi inkantolo ikhiphe…
UGWETSHIWE IMINYAKA EYISHUMI OWOKUFIKA OWABULALA OWESIFAZANE BEBANGA ISOKA
Owokufika kuleli ugwetshwe iminyaka engu-10 ngokugwaza abulale isakhamuzi saseLesotho ngoNovemba 2023 ngemuva kwengxabano endaweni yaseRiverside Industrial ENewcastle kubangwa isoka. INkantolo yesiFunda eNewcastle ilalele ukuthi uThandeka Myeni nesoka lakhe baba nengxabano bephuzile. Kuze…
IQEMBU LE-MK LIFUNA U-IEC UCACISE NGOKUSHAYISANA KWEMIPHUMELA YOKHETHO EMNAMBITHI
Izolo amalungu oMkhonto Wesizwe (MK) Party ahlangane ngaphandle kwesiteshi samaphoyisa eBesters embhikishweni onokuthula. La malungu aphuma ku-Ward 18 e-Watersmeet kanti asezwakalise ukukhathazeka ngeKhomishini Yokhetho Ezimele (IEC). Bakholelwa ukuthi i-IEC ayizange iyishicilele kahle…
UMcKENZIE UTHI KUZOBA UMSEBENZI WAKHE UKUKHUPHULA AMACIKO ASAFUFUSA
Inhloko entsha yophiko lwezobuciko namasiko eNingizimu Afrika ithi ngeke nje ibe ‘uNgqongqoshe Wokuhalalisela’ futhi uhlela ukwenza umgomo wakhe wokuthola izihlabani zakusasa. UNgqongqoshe osanda kukhethwa wezeMidlalo, ezobuCiko namaSiko, uGayton McKenzie, usethembise ukuthuthukisa ithalente…
UVALO NGOKWENYUKA KWAMAZINGA OKUSHISA EBUSIKA KWAZULU-NATAL
Ungoti wesimo sezulu nezamandla uthi amazinga okushisa alokhu enyuka njalo ebusika KwaZulu-Natal kule minyaka eyishumi edlule. NgoJulayi wonyaka odlule, iNhlangano Yezizwe yamemezela ukuthi Umhlaba usungene enkathini yokubilisa yomhlaba wonke, okuholela esimweni sezulu…
ASABA NOKUVULA UMLOMO AMADODA ASEMBONINI YAMATEKISI EMNAMBITHI NGEZIGIDI ZEMALI ELAHLEKE KUSOSESHINI
Isiphinde yaba sematheni iKlipriver Taxi Association ehlezi ikhungethwe zinkinga eMnambithi. UMercy Gamede odume ngelika ‘Magamede” embonini yamatekisi nabanye besifazane bakhulume baveza izinkinga ezibakhungethe kulenhlangano emsakazweni uKhozifm ohlelweni lwasekuseni namhlanje. UMagamede uthi sebephila…
I-STANDARD BANK UPHENYA NGOMKHONYOVU KUMA AKHAWUNTI AMAKHASIMENDE ABO
I-Standard Bank isikhiphe isixoliso kumakhasimende ayo ngokubambezeleka kwezimpendulo zawo ezikhungweni zezingcingo.Amakhasimende aleli bhange azwakalise ukukhathazeka ezinkundleni zokuxhumana kulo lonke uLwesibili, ekhala ngokudleka kwezimali zawo kuma=account abo. Ngalesi sikhathi, amakhasimende amaningi ahlangabezane nobunzima…
IZOBE IGUBHA IMINYAKA EYISHUMI IDUNDEE JULY YASUNGULWA KULONYAKA
Lwethulwe ngaphandle kwezindlu zikamasipala waseDundee uhlelo lomjaho wamahhashi iDundee July yalonyaka. Umjaho wamahhasi atelebhelayo ubanjelwa eNdumeni Horse Rasing Track Field minyaka yonke kanti kulonyaka uzoba ngomhlaka 20 July. Ungqongqoshe omusha wezobuciko amasiko…
IPIRATES IPHINDE YADEDELA INTANDOKAZI YABALANDELI BAYO
I-Orlando Pirates iqhubekile nokudiliza ngemuva kokuthi imemezele ngokushiya kukaVincent Pule ngoLwesibili. UPule ulandela uFortune Makaringe, Kermit Erasmus, Richard Ofori, Siyabonga Mpontshane noSouaibou Marou emnyango wokuphuma. UPule uchithe iminyaka eyisithupha kuBhakabhaka ngemuva kokuyijoyina…
UZOVELA KULENYANGA UZUMA EKOMIDINI ELIQONDISA IZIGWEGWE LE-ANC
Isigcawu sokuqondiswa kwezigwegwe kwe-ANC sowayenguMengameli wayo uJacob Zuma sizoqhubekela phambili cishe ngoLwesithathu mhla ziyi-17 kuNtulikazi wezi-2024. I-ANC National Disciplinary Committee (NDC) isibeke phansi lesi saziso namuhla. Ukulalelwa kwecala phambilini kuhlehlisiwe ngoMeyi ngenxa…
UHULUMENI WAKWAZULU NATAL WAMUKELE NGO “ELETHU” IKHABHINETHI ELISHA LAKULELI
Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal usamukele isimemezelo seKhabhinethi elisha wasichaza njengethimba labesilisa nabesifazane abanamakhono. NgeSonto, uMongameli Cyril Ramaphosa umemezele iKhabhinethi lokuphatha lesikhombisa. Ihlanganisa ongqongqoshe bezinhlangano ezahlukene zezepolitiki okubalwa kuzo i-ANC, DA, IFP, PAC, FF…
KUZOVALWA IZIKOLE EZINGU 1000 E-EASTERN CAPE NGENXA YOKUSHODA KWABAFUNDI
UMnyango wezeMfundo e-Eastern Cape uthi zingaphezu kuka-1 000 izikole okuhloswe ukuthi zivalwe kuzona zonke izifundazwe esezibize kakhulu ukuthi zingasebenza ngenxa yokungabi bikho kwabafundi. Umnyango wakhipha kugazethi isiphakamiso sokuthi kuvalwe izikole ngo-2021, kuvuleke…