Kusabalale umbhalo ezinkundleni zokuxhumana lapho elinye lamaciko likhombise ukungenami ngokungaphatha kahle lihambeke indawo yamaciko iKZN Music House lapho lithi belifuna indawo yokuzilungiselela ( rehearsals) langavumeleka. Leliciko lithi lake lezwa kuthiwa vele uTzozo…
BABONGA UMASPALA I-ALFREDDUMA ABALIMI BASETSAKANE
Abalimi benhlangano Imbaliyetsakane Co-op baseMnambithi endaweni yaseTsakane abawuvali umlomo ngosizo abaluthole kumasipala iAlfredDuma ubalekelela ngezinsiza kusebenza ukuze baqhubeke nomsebenzi wabo njengabalimi. UMeya Zama Sibisi ehambisana namakhansela kaMaspala namuhla bahambele indawo yaseTsakane ukuyonikezela…
UPULE UJOYINE IZINKAKHA ZASEPITOLI
ISuperSport United ithole inkakha yomdlali wasesiswini uVincent Pule ngemuva kokuphuma ku-Orlando Pirates. UPule, 32, uphothule ukuhlolwa kodokotela naleli qembu ngeledlule njengoba kubikwe okokuqala ngabe-SABC Sport, ngemuva nje kokufinyelela esivumelwaneni sokuhlukana nePirates.Njengoba enqamule…
UPENNY PENNY UZOJOYINA AMALUNGU E-MK EPHALAMENDE
Umculi womculo wesiVenda uPenny Penny kulindeleke ukuthi ajoyine uBrian Molefe kanye noLucky Montana njengabamele iQembu loMkhonto weSizwe (MK) ePhalamende ezinsukwini ezizayo. USotswebhu weqembu ePhalamende uSihle Ngubane utshele abe-Eyewitness News ukuthi laba bobathathu…
URAMAPHOSA UZOVULA NGOKUSEMTHETHWENI IPHALAMENDE LAKULELI
USomlomo wePhalamende likaZwelonke uThoko Didiza uthe ukuvulwa kwePhalamende ngoLwesine kubaluleke kakhulu njengoba izwe ligubha iminyaka engu-30 yentando yabantu. UDidiza ukhulume nabezindaba eKapa mayelana nesimo sokulungela umhlangano. UMengameli uCyril Ramaphosa uhlelelwe ukuthi ethule…
UGIDLABEZWE NGEMINYE IMINYAKA ENGU-15 OWABOSHELWA UKUBULALA UKARABO MOKOENA
Owesilisa owabulala ngesihluku uKarabo Mokoena, 22, ugwetshwe eminye iminyaka engu-15 ebhadla ejele ngamacala okukhwabanisa. USandile Mantsoe ulahlwe yicala lokukhwabanisa imali engaphezu kwesigidi samarandi esebenzisa inkampani yakhe, iTrillion Dollar Legacy. UMantsoe udonsa iminyaka…
AMAJELE AKULELI ABHEKENE NENKINGA YOKUGCWALA KAKHULU
Inhlanganiso yePolice and Prisons Civil Rights Union ithi kumele kubekwe icala lokugcwala emajele ezinkantolo zelizwe. UNgqongqoshe wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uPieter Groenewald uthe balinganiselwa ku-60 000 abantu abadonsa kanzima ejele ngenxa yokuthi abanayo imali…
KUNZIMA UKUPHENYA UMSUKA WOMLILO OQUBUKE EMJONDOLO – GENERAL MKHWANAZI
Amaphoyisa athi kubikwe imililo eyishumi eyehlukene ngonyaka odlule nje kuphela eKenville Informal Settlement, eDurban North. Kuphenywa icala lokushiswa komlilo ngemuva komlilo wakamuva odlule nemiphefumulo yowesifazane okhulelwe wacekela phansi imizi engaphezu kuka-200. Inhlekelele…
UGWARUBE UZOBUYEKEZA ISINQUMO SOKUPHASA UMATIKULETSHENI NGO 30%
UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo, uSiviwe Gwarube, usememezele izinhlelo zokubuyekeza amamaki okuphasa kwaGrade 12. Imaki okwamanje limi ku-30%. Ephendula ekugxekweni kwezinga lokuphasa elikhona njengamanje, uGwarube umemezele izinhlelo zakhe zokusungula ibhodi labaluleki elakhiwe abathintekayo nochwepheshe…
ISANTACO ICELA BEHLISE IMIMOYA ABAMATEKISI EMNAMBITHI
ISouth African National Taxi Council KwaZulu-Natal isinxuse ukuthi kwehle umoya ngemuva kokudutshulwa komshayeli nomgibeli eMnambithi. Amaphoyisa athi abahlaseli bavulele ngenhlamvu bengaphakathi kwekhumbi endaweni yase-St Chads ngeSonto ngaphambi kokuba babaleke. Umuntu oyedwa walimala….
BANIKELE NGEZICATHULO ABE -MTHOMBENI FOUNDATION
Injabulo kubafundi besikole samabanga aphansi iMabhumane benikelelwa ngezicathulo. Inhlangano iMthombeni Foundation imambisene negaraji elithengisa izimoto iNTT banikele ngezicathulo ezingu 179 kubafundi baseMabhumane eSt chads osukweni lwanamuhla. Umholi wenhlangano uMzi Duma uthe “Ngijabule…
IMILILO YEQUBULA KWAZULU NATAL IDALE UMONAKALO KA-R30 MILLION
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uthe imililo esanda kwenzeka kulesi sifundazwe isidale ukulahleka kuka-R30 million. UNtuli ubevakashele eKenville Informal Settlement, eDurban North ngoLwesibili, nalapho kuqubuke khona umlilo ocekele phansi imizi engaphezu kuka-200…