Owesifazane waseThembisa e-Ivory Park kubikwa ukuthi udlise izingane zakhe ezimbili ushevu ngoba ecikwa ukuthi uyise wazo akazondli. USarah Mahlangu ubhekene necala lokudlisa izingane zakhe ezimbili zashona ngoba ethi ubaba wazo uphansi phezulu…
LIBHIKISHE LODWA IKHANSELA LASOTHUKELA LIKHALA NGOKUNTULA AMANZI EWADINI LALO
Liphinde lavukela emahhovisi kaMaspala UThukela ikhansela laku ward 13 kumaspala wasekhaya ILangalibalele eMtshezi. UKhansela ULindani Mlaba waseNtabamhlophe ubhikishe yedwa ngaphandle kwamahhovisi kamaspala ekhala ngokungabi bikho kwamanzi ewadini ayiphethe. uMlaba ubhikisha nje ungqoke…
WETHEMBISA LUKHULU UKAPUTENI OMUSHA
Umdlali wasesiswini uYusuf Maart uchaze ukuba ukaputeni weKaizer Chiefs njengenhlanhla, wathembisa ukuthi bazoqeda isomiso sendebe esidonse isikhathi eside emkhankasweni ka-2024/25 ngaphansi kweqembu elisha labaqeqeshi, eliholwa ngumqeqeshi uNasreddine Nabi. Ngemuva kokushiya kukaKeagan Dolly…
KUBOSHWE ABANGU-14 ABASHUSHUMBISA ABANTU EGOLI
Kuboshwe inqwaba yabathumbi abangu-14 ezindaweni ezahlukene eGoli ngoMsombuluko, kulandela ukuthunjwa kukasomabhizinisi waseZimbabwe.Abantu abathathu baseShayina kanye nababili baseMozambique baphakathi kwabathumbi abangu-14 ababoshwe yithimba elilwa nokuthunjwa kwamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS). Okhulumela amaphoyisa kuzwelonke, u-Athlenda…
KUBULAWE ABESIFAZANE ABABILI NOSANA ENEWCASTLE ENGOGO
Isigameko sokubulala esinyantisayo senzeke eSchuilklip Farm e-Ingogo, e-KZN, ngoLwesihlanu ebusuku, mhla ziyi-12 kuJulayi 2024, ngesikhathi kubulawa abesifazane ababili nosana olunezinyanga eziyisishiyagalombili ubudala. Ubugebengu obunyantisayo buvele ngesikhathi, ngokomthombo wamaphoyisa osemthethweni, owesifazane eya epulazini…
I-AFRIFORUM IFUNA KUPHENYWE UMALEMA NGODABA LWE-VBS
I-AfriForum ithi izofaka isikhalazo ngomholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema ukuze kuphenywe mayelana nezinsolo zokuthi wahlomula ngemali eyatholwa eVBS Mutual Bank. Ngesonto eledlule, lowo owayenguSihlalo webhange wathi uMalema nesekela lakhe, uFloyd…
KUZOTHUTHUKISWA ISIKHUMULO SEZINDIZA SASENEWCASTLE NGO R5 MILLION
Isikhumulo sezindiza sikaMasipala waseNewcastle sizothuthukiswa ngezigidi zamarandi ukuze sibe indawo evulekile yazo zonke izindiza. Izikhulu zithemba ukuthi lo msebenzi uzoheha abatshalizimali abaningi. Ukulungiswa kabusha kuka-R5 million kuzobandakanya ukuvala kabusha umzila wezindiza kanye…
ABE NEHAWU BATHI NGATHI I-ANC IYAKHOHLWA YIZITHEMBISO ZAYO
INyunyana yezisebenzi i Nehawu ithi iANC mayigakhohlwa ukuthi imele bani njengoba ihola uhulumeni wobambiswano. INEHAWU ikusho lokhu eBoksburg emhlanganweni lapho ibubhunga khona ngokwenzeke kwezombusazwe selokhu kudlule ukhetho kanye nokucacisa ngobudlelwane bayo neANC…
KUZOBA NOKUNQAMUKA KWAMANZI EZINDAWENI EZAKHELE UMNAMBITHI
Umkhandlu uThukela usukhiphe isitatimende lapho wazisa umphakathi wase Mnambithi ukuthi kuzoba nokunqamuka kwamanzi izinsuku ezintathu Kuya kwezinhlanu. UThukela luthi imbangela yokuphazamiseka kwamanzi ingenxa yomoya obukhona kulenzinsuku odale umonakala kwisiphehlimanzi esibizwa nge Ladysmith…
IZISHAYA ISIFUBA NGOKUPHILA NJENGENKOSI UMLISA WASEZIMBABWE OBOSHWE EJELE LAKULELI
UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uthi ushaqekile futhi ucasukile nge-video esakazwa ezinkundleni zokuxhumana ekhombisa isakhamuzi saseZimbabwe ezishaya isifuba ngendlela ajabule ngayo ejele laseNingizimu Afrika futhi ebalula zonke izinto zamahhala azithola lapho. Ngokusho kwalo mlisa,…
UMCHUNU UFUNA WONKE UMUNTU WAKULELI APHILE NGAPHANDLE KOKWESABA IZIGEBENGU
Ungqongqoshe omusha wamaphoyisa kuleli ufunge wagomela ukuthi uzothatha izinyathelo ezinqala ukulwa nobugebengu. Senzo Mchunu uthi izinga lobugebengu liphezulu ngendlela engabekezeleleki. “Ubugebengu obuhamba phambili ezweni njengamanje ubugebengu bokuxhumana obufana nokubulala nokudlwengula, ukuduna izimoto…
KUSHONE OYEDWA ENGOZINI KU-N11.
kushayisane izimoto ezintathu emgwaqeni uN11 namuhla ekuseni kwasweleka oyedwa. Amaphoyisa kanye nabezimo eziphuthumayo ba fike esigamekweni bathola kushone oyedwa kwathi abasithupha balimala kanzima. Imoto elibhakhi kanye nencane zitholakale emgwaqeni kwathi enye yatholakala…