Lowo owayenguMsakazi woKhoziFM owayeshayela uhlelo lwenkolo olwalaziwa ngeNdumiso luthandwa kakhulu ngabaningi wabe esengena ebhizinisini elamfaka obishini wacasukelwa ngabaningi abatshala izimali zabo bemsola ngokugcini isithembiso sakhe bazithola belahlekelwa yizimali ezinkulu. USbu ubhale ekhasini…
ABAWUVALI UMLOMO ABALIMI BASE BURFORD NGOKWENZIWE UMASPALA WASE ALFRED DUMA
Uhlelo luka maspala wase Alfred Duma lokusiza osomabhizinisi basemakhaya ngezinsiza livele lenza abalimi base Burford bangawuvala umlomo. Umnyango wezamabhizinisi (LED) kumaspala ubenohlelo lwezinsuku ezimbili lapho uhambele khona izindawo ezakhukhele umaspala uphethe izinsiza…
KUSHONE IZICISHAMLILO KWAZULU-NATAL
Kubhubhe abathathu bezama ukucisha umlilo eBoston eMidlands KwaZulu Natal. Abanye baphuthunyiswe esibhedlela ngendiza. Umphathi weMidlands EMS uMark Winterboer uqinisekise kwabezindaba ukuthi bathathu abashonile owesine uphuthunyiswe esibhedlela esesimweni esibucayi kakhulu. UNgqongoshe wezokuBusa ngokuBambisana…
USHAYWE WABULAWA OSOLWA NGOKUBAMBA OMUNYE INKUNZI ENTUZUMA
Kubikwa ukuthi umfana ubambe omunye inkunzi Izolo eNtuzuma kwaG, lona obebanjwa wakhona ukubona ukuthi ngubani lo ombamba inkunzi njengoba kubikwa ukuthi umuntu amaziyo. Umgilwa ube esebikela abanye ngokubanjwa kwakhe inkunzi base bevukele…
KUSOLWA ISISEBENZI KUSHONA ABATHATHU E-NEWCASTLE
Kutholakale owesifazane, indodakazi yakhe kanye nomzukulu wakhe beshonile eNgogo, eNewcastle KwaZulu-Natal. Abahlali bakulendawo bakhala ngesihluku ngemuva kokuzwa izindaba zokubulawa kukaNomthandazo Ximba utholwe eshonile kanye nendodakazi yakhe noMama wakhe. Laba batholakale bebulewe ekhaya…
URAMAPHOSA UFISELE UTRUMP UKWELULAMA NGOKUSHESHA
UMengameli uCyril Ramaphosa usegxekile izinsolo zokuzama ukubulala owayenguMengameli waseMelika uDonald Trump. UTrump, ongenele ukhetho kabusha njengoMengameli, ulimale endlebeni ngesikhathi ethula inkulumo yakhe emhlanganweni obuseButler, ePennsylvania ngoMgqibelo. Okungenani kushone oyedwa kwalimala ababili ngesikhathi…
UHLABISA UZOHLAKAZA BONKE OMASPALA ABANGENZI KAHLE KULELI
UNgqongqoshe weCOGTA, uMnuz Velenkosini Hlabisa, ufunge wagomela ukuthi omasipala abangasebenzi kahle bazohlakazwa. UHlabisa ukhulume nabezindaba ngasohlangothini lwe-GNU Cabinet Lekgotla ebisePitoli izolo. Uthi lokhu kuzibophezela kwesekwa ngokugcwele yiwo wonke amaqembu epolitiki angaphakathi kuHulumeni…
AMAMPUNGE UKUTHI NGIJOYINE IPIRATES – VELUYEKE ZULU
Obengumdlali waMaZulu FC, uVeluyeke Zulu, uyaziqhelelanisa namahlebezi okuthi uhambe ne-Orlando Pirates njengoba iyolungiselela isizini entsha eSpain. Ezinkundleni zokuxhumana kudume ukuthi lo mdlali, oyibamba emuva maphakathi, uhambe neBucs futhi angase asayine kuyona. UZulu,…
KUBOSHWE AMAPHOYISA AMATHATHU NGECALA LOKUBAMBA INKUNZI EWELKOM
UKhomishana kaZwelonke we-SAPS, uGeneral Fannie Masemola ukwamukele ukuboshwa kwamaphoyisa amathathu, oConstable amabili kanye noSayitsheni. Laba abathathu kusolakala ukuthi baphuce owesilisa umakhalekhukhwini e-Welkom. Lokhu kwenzeke eduze kwe-filling station ngomhlaka-1 Julayi 2024. Laba Basolwa…
UQOKWE NJENGOSIHLALO OMUSHA WENHLANGANO YOMASPALA IMEYA YASE NEWCASTLE
Isigungu senhlangano yomaspala sikhiphe isitatimbende siqinisekisa lezindaba ezithi unobhala we Nkatha Freedom Party (IFP) kwaZulu-Natal uMnuz Xolani Dube ongumeya kamaspala wase Newcastle useqokwe njengosihlalo omusha wenhlangano yomaspala I South African local Gavarment…
BASHAQEKILE UTHISHANHLOKO EZILENGISA EMAGCEKENO ESIKOLE
Bashaqekile othisha kanye nabafunddi besikoleni iNkoningi Primary, eNtambanana, kubikwa ukuthi abafundi bathole isidumbu sikathishanhloko silenga ngentambo kwelinye lamagumbi angafundeli esikoleni ngoLwesine ekuseni. UMnuz Welcome Mathenjwa kuthiwa ubesandokuthatha isikhundla sokuba nguthishanhloko kulesi sikole,…
BAGWETSHWE UDILIKA JELE NGOKUSHISA BABULALE ABESIFAZANE ABABIBILI BEBASOLA NGOKUTHAKATHA E-EASTERN CAPE
Abantu abayisikhombisa emunye bagwetshwe odilikajele ababili umuntu emunye ngokuhlanganisa imali yokuthenga uphethiloli nokushisa babulale abesifazane ababili abebekholelwa ukuthi bayathakatha. Izelamani ezimbili, uLwandiso Mzaza, 29, noLufefe Mzaza, 28, uYamkela Nonjojo, 31, Odwa Nonjojo,…