UMoshe Thobela (Obizwa ngokuthi TK) 33, utholwe enecala futhi wagwetshwa yiNkantolo Eyisipesheli yakwaSkukuza ngoLwesihlanu, 12 July 2024, ngokuphula uSec 57 (1) of Act10 2004 – ukutholakala nezimpondo ezimbili zobhejane. Lesi sigwebo silandela…
KUSHONE UMFANYANA ONA-10 ESHAYISWA YITEKISI
Kushone umfundi oneminyaka engu-10 ubudala ngemuva kokuwiswa yitekisi kuPalmet Road eClare Estate namhlanje ntambama. Abe-KZNVIP Medics kanye nabanye abezimo eziphuthumayo bathunyelwe endaweni yesigameko, ngesikhathi ifika yasungulwa ngesikhathi umfundi oneminyaka engu-10 ezama ukuwela…
USITHEBE UTHI UYAYAZI INGCINDEZI AZOBHEKANA NAYO KURICHARDS BAY FC
USiyethemba Sithebe ulindele lukhulu ngemuva kokujoyina iRichards Bay esuka kwiKaizer Chiefs lapho ingcindezi ibiyinkulu khona, usekulungele ukuqondisa abadlali abasebancane kuleli qembu ukuze bafeze izinhloso zabo ngesizini entsha. USithebe uthe uyayazi indlela yokubhekana…
UMCKENZIE UDEDELE UHLU LWESIBILI LWAMACIKO AHLOMULA NGECOVID 19
UMnyango Wezemidlalo, Ubuciko Namasiko (i-DCAS) ukhiphe izinhlu ezimbili ezengeziwe eziqukethe amagama amaciko nabalingisi abathole uxhaso lwezimali esikhwameni sawo sokusiza nge-COVID-19. Lezi zinhlu zishicilelwe ngemuva kokuthi uNgqongqoshe osanda kuqokwa njengoNgqongqoshe wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko,…
KUVUNDULULWE INDAWO ECUYA IDAYISE IZINXENYE ZEZIMOTO ETHEKWINI
Zingabiza ngaphezu kuka-R1.2 million izinto okusolakala ukuthi zebiwe zezimoto ezitholakale emzini oseDurban North. Amaphoyisa aseKZN athi amalungu e-Economic Infrastructure Task Team eThekwini athole imininingwane ngabantu ababili abebesebenza ngempahla okusolakala ukuthi yebiwe. Lezi…
SEKUDLULE OMUNYE FUTHI UMUNTU NGENXA YOMLILO KWAZULU NATALI
Sekulahleke enye impilo ngenxa yomlilo wequbula ocekele phansi izingxenye zeKwaZulu-Natal kuleli sonto. Iletha isibalo sabantu ababili abashonile, ngemuva kokushona kowesifazane osekhulile emva kokusha kanzima ngoLwesihlanu. Cishe zingu-196 izindlu ezicekeleke phansi kuMasipala waseNkandla…
SEBEME NGOMUMO UKWAMUKELA IZIVAKASI OSOMABHIZINISI BASEDUNDEE NGOMJAHO
Ithimba labasebenzi bakamaspala wase Ndumeni ebeliholwa ngu Meya uMnumz. Siyabonga Ndlovu livakashele izindawo zokulala ezahlukene ezibizwa ngama Homestays/Air BnB inhloso ukuhlonza ukuthi ngabe sezikulungele yini ukumumatha umthamo wabantu abazobe behambele umjaho wamahhashi…
KULIMALE ABANGU-8 EZINGOZINI EZIMBILI EZAHLUKENE
Abezimomo eziphuthumayo bathi kulimale kabi abasithupha ababili balashelwa imihuzuko ezingozini ezimbili ezenzeke eNewcasle nase Vryheid izolo . Engozi yokuqala yenzeke eNewcastle kuDrakensberg Road lapho umshayeli wemoto encane ehluleka ukuyilawula yatholana phezulu neloli…
KUPUTSHUKE INCWADI EFUNGELWE EVEZA UKUTHI ABANYE BABAHOLI BE-EFF BAHLOMULA KANJANI KU-VBS
Incwadi efungelwe eputshuziwe yalowo owayenguSihlalo webhange iVBS uTshifhiwa Matodzi ichaza kabanzi ngokuthi i-EFF nabaholi bayo kuthiwa bahlomule kanjani kuleli bhange elingasekho. NgoLwesihlanu iDaily Maverick ibike ukuthi iqembu lakhokhelwa u-R16 million, okuyisinyathelo uMatodzi…
OWESIFAZANE UGWETSHWE IMINYAKA ENGU-30 NGOKUHLELA UKUBULAWA KWESOKA LAKHE
Owesifazane wasePinetown useqalile ukudonsa isigwebo sikadilikajele, ngecala lokubulala isithandwa sakhe. INkantolo eNkulu yaseThekwini igwebe uNomphumelelo Goncalves kanye nomlingani wakhe uNkosinathi Zungu udilikajele kanye neminye iminyaka engu-30 ejele. Kungemuva kokuthi begwetshwe ngamacala okuthumba,…
UKHALA NGESIMO SEMOTO EBEZIHAMBA NGAYO UMNDENI OSHONELWE YIZINGANE EZINE ENGOZINI
Izihlobo zabanye babafundi abangu-11 abashone engozini enyantisayo yangoLwesithathu eCarletonville, zithe izingane bezithuthwa ngemoto ebingekho esimweni esihle noma ephephile. Ezine kulaba zingane beziphuma emndenini owodwa. Umndeni wakwaHlela uthe bekusetshenziswa amabhakede namathini njengezihlalo zemoto…
UNOBHALA JIKELELE WEQEMBU I-MK USEBIYELE ESIKHUNDLENI SAKHE
UNobhala Jikelele weqembu loMkhonto weSizwe (MK) u-Arthur Zwane usebuyele esikhundleni manje. Lokhu kulandela ukuthi umholi weqembu, uMnuz Jacob Zuma, enqabile ukwesula kwakhe. UZwane uhambise incwadi yokwesula ngoJulayi 1, esho umsebenzi omningi kanye…