Owayengusihlalo weVBS Mutual Bank engasekho, uTshifhiwa Matodzi, ugixabezwe iminyaka engu-495 ngamacala okweba, ukukhwabanisa, ukushushumbisa imali nokukhwabanisa okuholele ekuweni kwaleli bhange. UMatodzi, 47, ugwetshwe eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesithathu ngemuva kokuwavuma amacala angu-33. Ugwetshwe…
BASAKHALA NAMANJE ABAZALI NGESIKHUNGO SEZINGANE ESAVALWA KUPHELA IMALI YOXHASO EMATIWANE
Sekuphele imninyaka engaphezu kwemibili kwavalwa isikhungo esasiphakela abantwana abangenabazali eMatiwane. I half Way house kwakuyisikhungo esasiphakela abantwana ukudla kabili ngosuku. Lesi khungo esasixhaswe inhlangano engenzi inzizo i Mpilonhle project savalwa ngonyaka ka…
KUDUTSHULWE OWASEPAKISTAN KUBANJWA INKUNZI ISITOLO SAKHE EKUSENI NAMUHLA
Owesilisa wasePakistani ubulawe namuhla ekuseni ngabasolwa ababili abebehlomile kulandela ukugetshengwa kwebhizinisi eRedfern, ePhoenix. AbeKZNVIP bathole imibiko mayelana nokugetshengwa obekuqhubeka base besabela endaweni yesigameko. Kukholakala ukuthi laba basolwa ababili bafunelwa amacala okugebenga kaningi…
KUSHONE ABAFUNDI ABALISHUMI NAMBILI ENGOZINI YEMOTO ENYANTISAYO
Sekushone abafundi abayishuminambili kanye nomshayeliwetekisi elithutha abafundi eGoli. Kubikwa ukuthi itekisi ishayisane neveni maqede yagqamuka ilangabi eCarltonville. Lbafundi abalishumi nanye bafunda esikoleni samabanga aphansi iRocklands kanye noyedwa wase Laerskool Blyvooruitsing. Okhulumela umnyango…
AKAZIMISELE NOKUTHATHA UMHLALA PHANSI UKHUNE
UMqondisi wezokuMaketha nokuThengisa kuKaizer Chiefs uJessica Motaung uthi iqembu lisaxoxisana nesilomo seqembu u-Itumeleng Khune. Ngesizini edlule, leli qembu lathi uKhune ubesemkhankasweni wakhe wokugcina ngaphambi kokuthi ashintshele komunye umkhakha ngaphakathi kuChiefs, njengoba bebegubha…
I-AL – IMDAAD FOUNDATION INXEPHEZELE ABAKHAHLANYEZWE UMLILO EMNGENI
Uphiko lomasipala waseMngeni olubhekele izinhlekelele luhlangene nezinhlangano ezisiza umphakathi ezingenzi inzuzo iGift of the Givers, I-Al-Imdaad Foundation kanye no-SASSA, ukulekelela izakhamuzi ezikhahlanyezwe yizinhlekelele emijondolo yase-Esitendini kuWadi 3 lapho kwasha khona imijondolo yashiya…
I-SANDF IQINISEKISE UKUFA KWELINYE ISOTSHA LAKULELI E-DRC
ISouth African National Defence Force (SANDF) ngoLwesibili ikuqinisekisile ukushona kwesosha eDemocratic Republic of the Congo. Isosha elishonile belijutshwe eDemocratic Republic of Congo njengengxenye ye-United Nations MONUSCO, asebeqalile ukuphuma endaweni ekhungethwe yizimpi empumalanga…
ZIKHALA NGOKWENTULEKA KWEMITHOLAMPILO IZAKHAMIZI ZASE-BERGVILLE
Izakhamizi zaseBergville eBethani, Rockdale,Woodford kanye nase Green point sezinqume ukuhlangana babhalele uNgqongqoshe wezempilo bekhala ngokungatholi usizo lomtholampilo ngendlela efanele. lezi zakhamizi zeseke ngo- elethu umbono ka Lungisani Khumalo obhale ekhasini lika facebook…
OSOMABHIZINISI ABANCANE KWANOBAMBA TAXI RANK BABONGE UXHASO LWEMEYA YASOTHUKELA
UMhlonishwa uMeya Inkosi Ntandoyenkosi Shabalala uyalele abasebenzi baka Masipala UThukela ukuba kuxhaswe osomabhizinisi abase renke yase dolobheni lakwa Nobamba njengalokhu bekade ehambele lendawo ukuzothula osonkontileka abazofaka amanzi kanye nengqalasizinda yendle ku lendawo….
KUDLULE UMUNTU OYEDWA NGENXA YEMILILO YEQUBULA KWAZULU-NATAL
Uphiko lwezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta) luqinisekise ukuthi kushone umuntu oyedwa ngenxa yomlilo wequbula ohlasele isifundazwe ngempelasonto enyakatho yeKZN. UNgqongqoshe wakwaCOGTA uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, udlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaGazu kuMasipala waseMlalazi,…
KUBOSHWE UDOKOTELA NGEZINSOLO ZENKOHLAKLO ETHINTA IMITHOLAMPILO ENGOMAHAMBA NENDLWANA E-KZN
UZOHLALA ezitokisini okungenani isonto lonke udokotela nosomabhizinisi waKwaZulu-Natal osolwa ngokukhwabanisa okuhlobene nethenda yomtholampilo ongumahamba nendlwana. OKlebe babophe uNandi Msimang eSandton ngeSonto. UMsimang uvele okokuqala eNkantolo Yamacala Ezohwebo yaseThekwini ngoLwesibili. Inkampani kaMsimang, iMzansi…
UGILE IZIMANGA UMFUNDI EHAMBELE EGERMANY
U-Andile Ziqubu waseBergville eBhethany ongumfundi wase Harvest High School eMnambithi ubevakashele eGermany kusuka ngomhla 19 June kuya kumhlaka 27 June 2024 ukuyodlala ibhola. U-Andile kuthiwa ufike wenza ezibukwayo ngenkathi ekhombisa ikhono elimangazayo…