Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

IJABULISWE UKUQOKWA KOWAMA-CROWN GOSPEL AWARDS INTOKAZI YASEMNAMBITHI

Posted on 11 November 2024

ihluleka nawukuzibamba intokazi yasemnambithi eqokelwe kweyamaCrown Gospel Awards alonyaka. UMmangaliso Vena owaduma kakhulu ngokufinyelela kowamanqamu emncintiswaneni wama-Idols ngonyaka ka 2020, uqokelwe emunxeni weBest new Comer kulomqhudelwano wezindondo ongomunye omkhulukazi kuleli. Kulomunxa, lentokazi ibhekene ngqo nabanye abaculi abasafuna ukuvelela kulomkhakha abanjengo, Mqapheli Ndlovu, Chosen Sings, Unlimited choir, Philani Mbambo. Lentokazi ibhale kanje ekhasini layo lakuFacebook emva kokuthola izindaba zokuqokwa kwayo,

“Ngiye emcimbini wama-Crown Gospel Music Awards wokumemezela abaqokiwe ngabuya sengiqokwe kowe-Best Newcomer. UNkulunkulu uthola inkazimulo! I-Koko Records ilokhu iphusha!’ kanti ungayivotela lentokazi ngokuthi uthumele i-sms ethi,”CROWN17 KU 34069.

eEminye iminxa ebalulekile kulomncintiswano ime kanje: BEST COLLABORATION • 3C Live ft Ntokozo Mbambo • Bethusile Mncinga ft Zuko SA • Phindi-P ft Sindi Ntombela • Thinah Zungu ft NUZ VOJ & Jumbo BEST FEMALE GOSPEL ARTIST • Nomthie Sibisi • Sneziey Msomi • Xolly Mncwango • Ncebekazi Msomi BEST MALE GOSPEL ARTIST • Malusi Mbokazi • Kekeletso Phoofolo • Rofhiwa Manyaga • Gershom Ntimane BEST GOSPEL ALBUM • King D Music • Xolie Mncwango • 3C Live • Sbu Noah BEST GOSPEL ARTIST • Xolie Mncwango • Kekeletso Phoofolo • Andile KaMajola BEST GOSPEL COMMUNITY RADIO SHOW • Abraham Shiyani – Zibonele FM • Ronnie Mulaudzi – Kofifi FM • Lefa Phetho – Thetha FM • Sphelele Myeni – Siyathuthuka FMS BEST GOSPEL GROUP • 3C Live • Worship House • Indumiso ye Tende • Thembisa Gospel Group BEST GOSPEL PRODUCER ALBUM • Khaya Mthethwa 3C Live • Bheka Mthethwa for The Chosen Sings • Andile KaMajola for Chapter 12 Andile KaMajola

Recent Posts

  • USEZOKWAZI UKUKHIPHA UMCULO FUTHI USIPHOKAZI EMVA KOKUVALELEKA NGAHANDLE ENDIMENI IMINYAKA
  • UVELE ENKANTOLO UNKOSIKAZI OSOLWA NGOKUBULALA UMYENI NGENXA YOMSHWALENSE
  • SIYENYUKA ISIBALO SAMANTOMBAZNE ASEMANCANE ASULELEKA NGE-HIV KULELI
  • I-EFF IFUNA KUDINGIDWE EPHALAMENDE NGEZIKHALI OKUTHIWA ELAKULELI LAZITHUMELA KWA-ISRAEL
  • KUSUKE UMBANGO EZINKAMPANINI ZABAKHIQIZI NGOKUFANA KWAMABHODLELA OMATHATHA-KANYE BAKAGOLOGOLO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • June 2025
  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme