iIKhansela lasemhlumayo uBhekokwakhe Majola ufike nezisebenzi zenkampani yabangcwabi kungazelele muntu emtholampilo izolo ekuseni ehambisela iziguli izinto ezikhala kahle. Izaguga zase Mhlumayo ezihamba umtholampilo zithi uMajola kumele ayenze zonke izinsuku lento yokufika noncamnce…
ABANGCWABI BATHEMBISE UKUFEZA IPHUPHO LIKAMSWELI LOKWAKHA ITSHE LESIKHUMBUZO LOMNDENI OWABULAWA EMNAMBITHI
UMnuz Ayanda Msweli ongumethuli wezimo zomgwaqo emsakazweni uKhozi FM utshele izethameli emcimbini wokugcotshwa kukuMengameli omusha wenhlangano yabangcwabi i Funeral Director’s Association of South America (FUDASA) uMnuz Bonginkosi Mhlongo eMngungundlovu izolo ukuthi ukwakha…
AYIKUGQIZI QAKALA UKUDLIWA KWEYOKUZIQEQESHA IMAMELODI SUNDOWNS
Uhambo lwangaphambi kwesizini yeMamelodi Sundowns e-Austria lube nenselelo, njengoba ihlulwe yiSV Sandhausen kanye neDynamo Kyiv. Banethemba lokuthi bazobuya emdlalweni wabo olandelayo neCardiff City. Kungenzeka ukuthi ukudonsa kanzima kwaleli qembu kuhlobene nezinguquko zakamuva…
KUZOPHENYWA NGOKUHLASELWA KUDUTSHULWE UMMELI WAKWA-SARS NAMUHLA EKUSENI
Isikhulu samaphoyisa KwaZulu-Natal sithi uphiko loKlebe luzophenya ngemizamo yokusoconga kommeli wakwaSARS. UCoreth Naude uhlaselwe ngoLwesine ngesikhathi elinde esangweni lehhotela laseMhlanga. Kuyacaca ukuthi oshayasibhamu ababili bafike kuye badubula bebhekise kuye amahlandla amaningi. Amaphoyisa…
INKINGA EBIBHEKENE NOCAPITEC IBIBHEKENE NEZINKAMPANI EZININGI EMHLABENI WONKE JIKELELE
Amabhange, izindiza, izingcingo, ngisho nezitolo ezidayisayo zithinteke kakhulu ngenxa yokunqamuka komhlaba okudalwe yiMicrosoft. Isibuyekezo esivela enkampanini ye-cybersecurity sithinte isigcinalwazi sohlobo lwe-internet elaziwa ngeClowd e-Microsoft, okubangele ukuthi ubuxhakaxhaka babo buphazamiseke. Le nkinga ibangele…
INKAMPANI YASEMNAMBITHI INIKELE NGAMABHAYISIKILI KUBAFUNDI BASEMATIWANE
Abakholwa namanje abafundi base Inkosi Thembela high school kanjalo ne Magcengeza high school ngoxhaso lwamabhayisikili amathathu abaluthole kwi nkampani yase Mnambithi i Durban Ovarol ngosuku lukaMandela. Esinye sezisebenzi zalenkampani esingesokuzalwa eMatiwane uMnumzane…
AMAPHOYISA APHENYA ICALA LOKUZAMA UKUBULALA UMMELI OPHENYA AMACALA ENKOHLAKALO KWA-SARS
Amaphoyisa aphenya icala lokudutshulwa kukaCoreth Naude odutsulwe izolo eDurban North. UNaudé ngokwemibiko ezinkundleni zokuxhumana ithi udutshulwe nje ubebuya ecaleni lentela elithinta injinga eyaziwayo eThekwini uShaun Mkhize. UCoreth uphenya amacala abucayi athinta inkohlakalo…
URAMAPHOSA UZOBEKA EQHULWINI UKUTHUTHUKISA OMASPALA KULELI
Uhulumeni Wobumbano Lwesizwe (i-GNU) ubeke ukukhula komnotho okubandakanya wonke umuntu, wehlisa ubumpofu, futhi wakhe izwe elinekhono njengezinto ezintathu ezibalulekile eziseqhulwini. UMengameli uCyril Ramaphosa uvule ngokusemthethweni iPhalamende lesikhombisa lokuphatha ngentando yeningi ngoLwesine. Umcimbi…
I-SIU EMKHANKASWENI WOKUQOQA R112 MILLION KA-NSFAS OWANIKEZWA ABAFUNDI NGOKUNGEMTHETHO
Uphiko oluphenya amacala ayisipesheli (SIU) luthi luphezu kwezinhlelo zokuqoqa imali engaphezu kuka-R112 million kwabahlomulayo abebengafanele ukuxhaswa yiNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS). I-SIU ithe okungenani bangu-421 abafundi abaphuma ezikhungweni ezehlukene asebesayine izivumelwano…
UMALEMA UTHI I-GNU UMLILO WAMAPHEPHA NJE INTO EZOPHELA MADUZE
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, ukholelwa ukuthi uhulumeni wobumbano lukazwelonke uzoshabalala uma nje sekufike ubuholi bukaCyril Ramaphosa be-ANC.Ubekhuluma esithangamini nabezindaba mayelana nekhokhasi eqhubekayo eKapa ngoLwesine. Ikhokhasi yasePhalamende ihlanganisa i-EFF, i-MK party,…
ULUGUBHE EMNAMBITHI USUKU LOKUZALWA LUKAMANDELA UNGQONGQOSHE WEZEMFUNDO KWAZULU-NATAL
UNgqongqoshe wezemfundo kwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka namuhla uvakashele izikole ezimbili zase Mnambithi ukubungaza usuku lokuzalwa kwaloyo owaba ngumengameli wokuqala wentanto yeningi u Dkt Nelson Mandela. UHlomuka ungube u 67 minutes wakhe ngokuvakashela…
BACELA KUNGENELELE UNDUNANKULU ABASEBENZI BASESIBHEDLELA ABAKHALA NGOKUHLUKUNYEZWA UMATRON
INHLANGANO yabasebenzi bakaHulumeni iPublic Servants Association (PSA) ifuna kungenelele uNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, mayelana nezinsolo zokuhlukunyezwa nokuxhashazwa kwamalungu ayo esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial. Inyunyana isola ukuthi amalungu ayo ahlukunyezwa into engapheli…