Abuholi bomkhandlu UThukela okubalwa uMeya uCllr NB Shabalala, uSomlomo Cllr TY Nqubuka, uSihlalo wezamanzi nokuthuthwa kwendle uKhansela Cllr MM Mkhonza kanye nabanye abaholi abawuvali umlomo ngabakubone ngesikhathi behambele iWorkshop yakulomkhandlu ngenhloso yokuyobheka…
UPHOQELEKILE UKUTHI UKHE AMANZI NAKWESIKABHADAKAZI UMPHAKATHI WASEMGAZINI
Ukhala ngokushoda kwamanzi umphakathi waku Ward 25 ngaphansi kukaMaspala i-Alfred Duma. Lomphakathi, ubunomhlangano nemeya kamaspala Uthukela District Ikhansela Inkosi NB Shabalala namuhlanje, nalapho imeya ibizolalela izikhalo zalo mphakathi ikakhulukazi ezithinta ukulethwa kwamanzi….
UTHI UKHATHELE WUGESI OCISHWA AMATHE EZIMPUKANE UMPHAKATHI WASETHOLENI
Ukhala ezimathonsi umphakathi wakuMaspala i-Alfred Duma kuward 34 endaweni yaseTholeni ngenxa yogesi ovele uhambe nje kungonakele lutho. Lomphakathi ucela uMaspala kanye nenkampani ephakela ugesi u-Eskom bangenelele enkingeni yeminyaka ababhekene nayo. Logesi kuthiwa…
APHUME NGEMBOBO YENALITI AMABHOKOBHOKO EZWENI LAMAKHATHOLIKA
Kuthiwa izinkunzi ezimbili azihlalelani esibayeni esisodwa lokhu sikubone ngawo womabili izolo kusihlwa, lapho obekutholane khona phezulu izwe lase France Kanye nezwe lase Ningizimi Africa ku mdlalo wama Quater Final nje ngoba kuqhubeka…
INTANKA IBEKELWE AMAZOLO KWEZIKA KOLISI, KUMA WORLD CUP QUATER FINAL
Kusiphuka izidindi namuhla kusihlwa 15 October 2023 ngo 19:45, e Stade de France lapho okuzobhekana khona osokhaya okuyi France Kanye nama Bhokobhoko okuyi wona avikela indebe.Umqeqeshi wama Bhokobhoko Jacques Nienaber umemezele isikwati…
KUBALULEKILE UKUTHI ABESILISA BABE YINGXENYE YOKUZITHWALA KWABESIFAZANE
Isibhedlela esizimele iLenmed Larvena esiseMnambithi osukwini lwayizolo sibe nomcimbi ongumbukiso wokuzithwala kwabesifazane obizwa nge Mertenity Expo. Kuliqiniso elingephikwe ukuthi iningi labantu besilisa alizihlanganisi nezindaba zokuzithwala kwabantu besifazane, yingakho esikhathini esiningi uthole sebehlukana…
ITHI IYOHLUKANISWA WUKUFA I SACP NE ANC
Ligcwale phama ehholo lase Mnambithi i- Indoor Sport Center eMnambithi izolo emgubheni weminyaka eyikhulu (100) yokuzalwa kwalowo owayenguNobhala waMakhomanisi u Moses Mabhida. I South African Communist Party(SACP) iphinde yathula iRed October lapho…
IMIBONO| BAHUBHUZA AMANGA ABANTU EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA
Ngethemba ukuthi sonke silubonile udaba olungundaba mlonyeni kulezi zinsuku lukadokotela mbumbulu woduma lukaTik tok osanda kubanjwa ukuthi akakaze nakanye aqeqeshelwe lomsebenzi kodwa ubelapha inqwaba yabantu abamlandelayo ezinkundleni zokuxhumana. Uma kungukuthi lukweqile loludaba…
KUZOVALWA NGOMUNTU EMNYANGO KOKA OSCAR MBO EVIDA LOCA
Kulindeleke ukuthi kuphume nesinedolo ekhonsathini elindelwe ngamehlo abomvu ezoba sendaweni yobumnandi edumile emnambithi iVida Loca. Lendawo eyaziwa kakhulu ngokuletha osaziwayo abasezingeni eliphezulu ekunombolo 8 Egerton Road edolobheni eMnambithi, izovakashelwa ngumklwebhi wamapuleti odumile…
KUZOBABOMVU IZITALADI NAMUHLA KUMASHA ISADTU KWAZULU NATAL
Uhlabe ikhwelo lemashi kuwo wonke amalungu enyunyana yothisha iSouth African Democratic Teachers Union KwaZulu-Natal uNomarashiya Caluza ongunobhala walenyunyana kulesi sifundazwe. uCaluza obekhuluma izolo ekhasini lalenyunyana kuFacebook uthe, zonke izinto sezimi ngomumo mayelana…
SEZIZOSHESHE ZIYIDLE EKA-RAF IZISULU ZEZINGOZI ZOMGWAQO
Isikhwama esibhekelele izisulu zezingozi zemogwaqo kuleli iRoad Accident Fund ithi ukusuka manje sekuzothatha nje izinyanga ezintathu kuphela ukuthi lowo olimale engozini yemoto athole isinxephezelo sakhe.Lokhu kuvezwe ngesinye sezikhulu eziphezulu kulesi sikhwama uCollins…
LIZOKWAKHIWA IHLANDLA LESITHATHU IBHOLOHO LASE NKUNZI
Umaspala wase Alfred Duma oholwa iMeya IKhansela Zama Sibisi, iKhansela waku Ward 24 u cllr Thembinkosi Ngcobo kanye namakhansela omkhandlu i Alfred Duma bethule ngokusethethweni usonkontileka ozokwakha ibhuloho lase Nkunzi elise sgodini…