I-NPO yendawo ithi siyashaqisa isibalo sezinsizwa ezithola igciwane lengculazi KwaZulu-Natal. Umbiko wakamuva weSA National AIDS Council uveze ukuthi zingaphezu kwenkulungwane izinsizwa ezitholakala zinaleli gciwane masonto onke. Imibiko ithi isibalo senyukile kwabesilisa abasukela…
ISILILO ABASEBENZI BENGASALAZI IHOLO E-EXCLUSIVE LIFESTYLE EMTSHEZI
Sibi isimo kubasebenzi base Exclusive lifestyle eMtshezi okuyindawo ethengisa utshwala kanye nokudla engase Golf Club ngaseThekwini Rank edolobheni. Lelibhizinisi kuthiwa yavulwa ngonyaka ka2021 livule amathuba omsebenzi kubantu bendawo. Omunye wabasebenzi uthinte uThukela…
UMNYANGO WEZOKUTHUTHA UKHOMBA NGENJUMBANE UPHUZO OLUDAKAYO NJENGEMBANGELA YEZINGOZI EZINYANTISAYO E-KZN
Izikhulu zezokuthutha KwaZulu-Natal zithi sekuyisikhathi sokuthi kushintshwe imiqondo mayelana notshwala nokushayela ikakhulukazi entsheni. Umnyango ubuphawula nge-video ekhombisa izinsizwa eziyisishiyagalombili zilungiselela ukuyozijuxuza ngesonto eledlule. Okhulumela uMnyango wezokuThutha, uNdabezinhle Sibiya, uthi lesi siqeshana esisabalale…
I-MUT ITHI IYALUPHENYA UDABA LWEZINSOLO ZOKUTHI KUNOTHISHA OLALA NABAFUNDI UKUZE ABAPHE AMAMAKI
IMangosuthu University of Technology ithi ngeke ikwazi ukukhipha imininingwane ngophenyo lwayo mayelana nezinsolo zokuthi kukhona abasebenzi abathembisa abafundi amamaki amahle inqobo nje uma belala nabo. Ukuqinisekisile nokho ukuthi uthisha osaphenywa umisiwe ngemuva…
KUKHONA NOWABULALA IPHOYISA KUBALISA ABABOSHELWE ISIGAMEKO SASELUSIKISIKI
Kuboshwe abantu abane mayelana nesigameko sokudubula esenzeka eLusikisiki, e-Eastern Cape, lapho kwabulawa khona abantu abangu-18 emasontweni amabili edlule. UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uGeneral Fannie Masemola umemezele ukuthi ukuboshwa kwabasolwa kwenzeke engakapheli amahora angu-24…
ATHENGISWA UDEDE AMAKHEKHE ATHAKWE NGENSANGU EDOLOBHNI EBERGVILLE
Ukhala ezimathonsi umphakathi owakhele idolobha iBergville ngokudayiswa kwamakhekhe athakwe ngensangu ( Space Muffin) kuleliyadolobha. Isakhamuzi esingathandanga ukuthi sidalulwe igama laso sichazele intatheli yephephandaba ngokuthi kuleliyadolobha sekudayiswa bukhoma loluhlobo lamakhekhe okuthi ungalidla nje…
UMcKENZIE UTHI ABANTU BANGALINGE BAMFANISE NOMAMA JOY
UNgqongqoshe wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko uGayton McKenzie uthi imali engu-R800 000 esetshenziswe ngohambo lwakhe lokuya kuma-Olympics eParis, eFrance ingaphakathi kwemigomo yemali okumele isetshenziswe ongqongqoshe. Kube nezikhalo ngemali eningi esetshenziswe kulolu hambo. UMcKenzie uthi…
KUBOSHWE ABANE KUSHAQWA IZIMPAHLA ZIMKOKOTELO ETHEKWINI
KUBOSHWE abantu abane ngemuva kokushaqwa kwezimpahla zomkokotelo ezingabiza u-R15 million enkabeni yeTheku. Amaphoyisa agasele ezitolo eziningi kuDr Pixley kaSeme Street ePhoyinti ngoLwesine. Okhulumela amaphoyisa e-KZN, uRobert Netshiunda, uthe kuyingxenye yomkhankaso oqhubekayo. “Amaphoyisa…
ANGEKE KUBEKEZELWE NAKANCENE UKUBULAWA KWAMAPHOYISA KULELI – GENERAL FANNIE MASEMOLA
UKhomishana kaZwelonke wamaPhoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS), uGeneral Fannie Masemola, ubamukele odilikajele abahlanu abanikezwe abathinteka ekubulaweni kwabantu esiteshini samaphoyisa Engcobo ngo-2018. Lokhu kuhlasela kudlule nemiphefumulo yamaphoyisa amahlanu abesemsebenzini. NgoFebhuwari 2018, abahlaseli bagasela esiteshini,…
KUBOSHWE UMFANA(18) NGOKUTHOLAKALA NEZIDAKAMIZWA NESIBHAMU
Amalungu ophiko olulwa nezigelekeqe abophe owesilisa oneminyaka engu-18 ubudala eBohlokong eBethlehem esifundazweni saseFree State ngemuva kokuba umphakathi ukhiphe imininingwane ngezenzo zakhe ezingekho emthethweni. Mhla ziyi-16 kuMfumfu wezi-2024 ngabo-16:00, amalungu e-Anti-Gang Unit, atshalwe…
IYADLIWA IMALI EMNYANGWENI WEZEMFUNDO KWAZULU-NATALI
IsiShayamthetho saKwaZulu-Natal sibikelwe ngezindaba ezibucayi ezithinta imali eMnyangweni wezeMfundo esifundazweni. Umnyango umoshe izizumbulu zemali ngezijeziso, ukukhokhelwa kwamaholo ngendlela engafanele, nezibonelelo. Ngaphezu kwalokho, izikebhe eziningi ezithengelwe ukuthutha izingane ziwele imifula ngezikhathi zemvula azisebenzi….
KUBOSHWE ABATHATHU BASE-ETHIOPIA NGOKUKHIQIZA AMAPHEPHA OMGUNYATHI ETHEKWINI
AMAPHOYISA kaMasipala weTheku ahlasele abantu abathathu okukholakala ukuthi bebekhiqiza amaphepha omgunyathi.UMnuz Boysie Zungu womnyango uthi umkhankaso wenziwa ngoLwesithathu ku-Anton Lembede Street. “Kuboshwe abantu abathathu base-Ethiopia ngokukhiqiza amaphepha omgunyathi ahlukene okuhlanganisa izitifiketi sokuzalwa,…