Ngokusho kokhulumela amaphoyisa eKZN uRobert Nethsuinda kubikwe ukuthi imoto ethwala imali ibisanda kuqoqa imali ezitolo ezahlukene ngesikhathi idutshulwa ku-M19 ngabasolwa okubikwa ukuthi bebehamba ngezimoto eziningi. “Ngesikhathi sokudubulana kwadubuleka kwalimala abantu ababili. Abasolwa…
Category: Izindaba Zomphakathi
ZIPHASE ZONKE IZIBOSHWA ZASE-KZN EBEZIBHALA UMATIKULETSHENI NYAKENYE
Ziphasile zonke iziboshwa zaKwaZulu-Natal ezabhala izivivinyo zika-matric zika-2024. Zingaphezu kuka-50 iziboshwa ezikhungweni zokuhlunyeleliswa kwezimilo esifundazweni ezibhale izivivinyo zeNational Senior Certificate zika-2024. UNdunankulu waseKZN uThami Ntuli uncome iziboshwa emcimbini obuse-ICC eThekwini ngoLwesibili. “Basebenzisa…
ISISHOSHOVU SEZEMFUNDO SIFUNA KUPHENYWE NGOKUDAYISWA KWEMIPHUMELA KAMATIKULETSHENI
Isishoshovu sezeMfundo uHendrick Makaneta usenxuse uMnyango wezeMfundo eyisiSekelo ukuba wenze uphenyo lwangaphakathi ngokushesha kulandela izinsolo zokuthi kunenhlangano ezimele edayisa imiphumela ka-matric. Lokhu kulandela umbhalo ezinkundleni zokuxhumana othi imiphumela idayiswa nge-internet ngo-R100. Umnyango…
SEKUBULAWE AMAPHOYISA ANGU-5 ESEMSEBENZINI SELOKHU KUQALE LONYAKA KULELI
Amaphoyisa amahlanu ashone esemsebenzini kusukela kuqale unyaka. Lokhu kushiwo ibamba likaKhomishana wamaphoyisa kuzwelonke, uLt General Tebello Mosikili, obekhuluma emzini kaConst Ayanda Moyikwa, 32, eMfuleni eWestern Cape ngeSonto. UMoyikwa ubesendleleni eya emsebenzini ngeSonto…
KUBOSHWE OYEDWA NGOKUDUTSHULWA KUBULAWE ABAYISISHIYAGALOLUNYE ENDAWENI YOKUCIMA UKOMA
Amaphoyisa aseMpumalanga abophe umsolwa oneminyaka engu-39 ubudala ngemuva kwesigameko sokudubula kwabantu abaningi endaweni yokucima ukoma ePienaar ngoMgqibelo. Owesifazane oyedwa nabesilisa abahlanu badutshulwe bashona endaweni yesigameko kwathi ezinye izisulu ezimbili, owesifazane nowesilisa, ngokuhamba…
I-UDM IFUNA KUVALWE IZIKOLE ZOKUSOKA EZINGEKHO EMTHETHWENI E-EASTERN CAPE
I-United Democratic Movement (UDM) isibize uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu (COGTA) ukuthi uthathe izinyathelo eziphuthumayo uvale izikole zokusoka ezingekho emthethweni e-Eastern Cape. Lokhu kwenzeke phakathi kwemibiko yokushona kwabantu abangaphezu kuka-20 ngenxa yesiko…
BAZOPHELELWA YISIKHATHI OMAZISI ABADALA EKUPHELENI KONYAKA
Umnyango umemezele kuleli sonto ukuthi omazisi abadala bazophelelwa wumsebenzi ekupheleni konyaka. Ngonyaka odlule, uMnyango uthe abasebenzisi bomazisi abaluhlaza babhekene nengozi enkulu yokukhwabanisa. UMnuz Sanele Mthethwa waseDurban North uthi kuzotheleka izakhamuzi okungenzeka zingakwazi…
KUBOSHWE ABANE NGEZINSOLO ZOKUSHUSHUMBISA ABANTU EGOLI
OKlebe, iDirectorate for Priority Crime Investigation yaseNingizimu Afrika, babophe abasolwa abathathu okusolwa ukuthi bayamataniswa neqembu elidayisa abantu eSandringham, eGoli. Lokhu kulandela ukutakulwa kwabesilisa abangu-26, okukholakala ukuthi bangabokudabuka e-Ethiopia, okubikwa ukuthi bebeshushumbiswa befakwa…
KUDUTSHULWE KWABULAWA UMFANYANA(13) EMAWOTI
Umfana, 13, ubulawe kabuhlungu ebulawa ngaphandle komuzi wakubo eMawoti, KwaZulu-Natal, ngoLwesine ntambama. UPrem Balram, okhulumela iReaction Unit South Africa (RUSA), uthe isakhamuzi sishayele isikhungo sabo sokusebenza ngeithuba zehora lokuqala izolo, sicela usizo…
KUBOSHWE UMLISA OTHOLAKALE NEZIDAKAMIZWA EBENONI
Ngesikhathi kunomkhankaso ojwayelekile wokumisa nokuthungatha kuCason Road eBoksburg North, onogada beTraffic Warden namaphoyisa eGauteng babophe owesilisa obephethe izidakamizwa okubalwa kuzo neCAT. Emuva kokuphonswa imibuzo umsolwa uhole amaphoyisa kwenye indawo lapho kutholwe khona…
LITHOLAKALE KWAMASHU IBHUNGU(18) EBELE ESITOKISINI
Isiboshwa esineminyaka engu-18 eseqa esitokisini samaphoyisa ngaphambi kokulalelwa kwesicelo sebheyili siphinde saboshwa KwaMashu, KwaZulu-Natal, ngoLwesine. Leli bhungu elakhishwa ejele laseWestville layiswa eNkantolo yeMantshi eNtuzuma ukuze lizofaka isicelo sebheyili ecaleni lokweba, laphulukundlela labaleka…
KUXWAYISWA ABANTU UKUTHI BAGWEME UKUWELA IMIFULA EGCWELE
Mpumalanga – Iziphathimandla zaseMpumalanga zixwayise umphakathi ukuthi ugweme ukuwela imifudlana nemifula echichimayo ngemuva kokuduka kwabantu ababili eMkhondo ngoMsombuluko. Owesifazane oneminyaka engu-27 ubudala kanye nendoda eneminyaka engu-19 ubudala kusolwa ukuthi bagugulwe wumfula i-Assegaai,…