KwaZulu-Natal – Uhulumeni wesifundazwe usexwayise izakhamizi ukuthi zizilungiselele isimo sezulu esingesihle njengoba kulindeleke ukuthi ziqhubeke izimvula kuleli sonto. Ngempelasonto edlule, abantu abathathu bashone ezigamekweni ezithinta isimo sezulu. Ngaphezu kwalokho, kushone abantu abangu-17…
Category: Izindaba Zomphakathi
ICWILE EZINKINGENI INKAMPANI YAMABHALONI EYAXABANA NONGIZWE MCHUNU
Izinqubo zokubhukha ngokweqile kanye nokwengamela embonini yezokundiza ziphinde zaba sematheni njengoba Ikhomishini Kazwelonke Yabathengi (NCC) iphenya ukuziphatha kwe-FlySafair. Lokhu kuza ngemuva kokuthi lenkampani eyake yaxabana uthuli nonontanda kubukwa uNgizwe mchunu nokwagcina ngokuthi…
KUBOSHWE ABANE ABASOLWA NGOKUHLUKUMEZA UMPHAKATHI ESIDE
Abasolwa abane, abaneminyaka ephakathi kuka-26 no-38 ubudala, baboshwe yithimba lamaphoyisa ase-Ekurhuleni Metropolitan Police Department (EMPD) Eastern Region Task Team ngoLwesithathu, 08 January 2025, ngokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu. Laba baboshwe ngezithuba…
INHLANGANO YOTHISA IFUNA KUTHATHELWE IZINYATHELO IZIKOLE EZIQHASHA OTHISHA “ABANGAFUNDILE”
Inhlangano yothisha iNational Professional Teachers’ Organisation of South Africa (Naptosa) isinxuse iSouth African Council of Educators (SACE) ukuthi ithathe izinyathelo eziqinile mayelana nezikole eziqasha othisha abangenazo iziqu ezifanele. UMqondisi Omkhulu weNaptosa, uBasil…
UMZUKULU KAMANDELA ECALENI LOKWEBIWA KWEMOTO
Amaphoyisa kaMasipala waseGoli asekuqinisekisile ukuthi umuntu wesihlanu uboshiwe ukuze ayophenywa ngemibuzo mayelana nokutholakala kwemoto eyebiwe emzini wakwaMandela eHoughton. Kuboshwe abantu abane ngoLwesithathu ekuseni ngemuva kokuthi amaphoyisa ethole iToyota Corolla eyebiwe, kanye nesibhamu…
KUZOKWAZIWA NAMUHLA UKUTHI IMIPHUMELA KAMATIKULETSHENI IZOPHUMA YINI EMAPHEPHANDABENI
I-Information Regulator izokwazi ngoLwesithathu ngesinqumo sesicelo sayo esiphuthumayo sokuvimbela ukushicilelwa kwemiphumela ka-matric ka-2024 emaphephandabeni.INkantolo eNkulu yasePitoli izokhipha isinqumo ecaleni eliphakathi kwe-IR kanye noMnyango wezeMfundo eyisiSekelo, elilalelwe ngoLwesibili. I-Regulator ithi ukukhipha imiphumela kuzophula…
KUBOSHWE ABOKUFIKA ABANE BEZAMA UKUWELA UMNGCELE NESIKEBHE ESEBIWE KULELI
Limpopo — UKhomishana wamaPhoyisa esiFundazweni saseLimpopo, uLieutenant General Thembi Hadebe, usencome imizamo yokusebenzisana yamaphoyisa, amathimba awela imingcele, iBusiness Forum, kanye neNyunyana yaBalimi ekulweni nobugebengu obuhlasele imingcele esifundeni saseVhembe. Lokhu kulandela umkhankaso oyimpumelelo…
UBOSHIWE OWESIFAZANE(20) OGWAZE UNINA ESIFUBENI WASHONA
Bloemfontein — Owesifazane oneminyaka engu-20 ubudala uboshwe ngamaphoyisa aseBloemspruit kulandela ingxabano yasekhaya eGrassland ngoMsombuluko kusihlwa. Ngokusho kwabakhulumeli bamaphoyisa, amaphoyisa abizelwe endaweni yesigameko cishe ngo-7:10 PM ngomhla ka-6 Januwari 2025 ngemuva kwemibiko yengxabano…
KUTHUNGATHWA ODUBULE INGANE(1) ELOKISHINI LASEMLAZI
SEKUQUBUKE umkhankaso wokuthungatha umbulali wengane encane eMlazi, eningizimu yeTheku. Ingane enonyaka ishonele kubo esigcemeni sakwa-J ngoMsombuluko ebusuku. Amaphoyisa aseKZN athi lomfanyana ubengaphakathi endlini ngesikhathi kwenzeka lesi sigameko. Unina obengaphandle eshanela igceke, uthi…
KUTHUNGATHWA UMSHAYELI WELOLI ODALE INGOZI EQOTHE ABANTU(18) KU-N3 MAQEDE WEMBA WEMBULULA
Amaphoyisa athungatha umshayeli weloli okusolakala ukuthi ubalekile endaweni yengozi eyenzeke ku-N3. Kushone abantu abangu-18, okuhlanganisa nezingane ezinhlanu engozini eyenzeka phakathi kweloli, ikhumbi nemoto encane ngaseVan Reenen’s Pass ngoMsombuluko ebusuku. Usana, okuyilona lodwa…
KUNZIMA UKWAMUKELA EMNDENINI WOBULEWE YIMENENJA YAKHE
Udadewabo wowesifazane waseThekwini owabulawa, u-Ayabonga Mjilo, uthi umndeni uyehluleka ukwamukela ukushona kwakhe. Imenenja ka-Ayabonga, uMfanafuthi Kunene ivele okokuqala eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ngoMsombuluko. Umsolwa oneminyaka engu-37 usolwa ngokuthumba nokubulala uMjilo ngaphambi kokungcwaba isidumbu…
KUBOSHWE ABANTU ABANGAPHEZU KUKA 500 NGAMACALA OKUBULALA NOKUZAMA UKUBULALA NGODISEMBA EKZN
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abasolwa abangu-15 294 ngoDisemba njengengxenye yezinhlelo zeSafer Festive Season. Lokhu kuhlanganisa abangu-500 ababoshiwe ngamacala okubulala nokuzama ukubulala kanye nabacishe babe 300 ngokudlwengula*, ngokusho kokhulumela amaphoyisa uCol Robert Netshiunda. Kulaba…