Amaphoyisa aseNingizimu Afrika eLimpopo abophe abantu bakwamanye amazwe abangama-38 abangenazo izincwadi ngesikhathi somkhankaso i-Multidisciplinary Operation Vala Umgodi, nowenzeke phakathi kuka-17 no-18 January 2025. Laba baboshwe kuzo zonke izifunda ezinhlanu zaseLimpopo, ngesikhathi kunemikhankaso…
Category: Izindaba Zomphakathi
UMLAWULI WEMITHI YOKWELAPHA KULELI UXWAYISE NGOBUNGOZI BAMAPHILISI OKUHLELA ANEKHEMIKHALI ENGABA YINGOZI
I-South African Health Products Regulatory Authority ikhiphe isexwayiso ngemithi yokuvimbela inzalo nemithi yomdlavuza equkethe ikhemikhali ebizwa nge-medroxyprogesterone acetate(MPA) ukuthi ingeminye edala ezimila ebuchosheni. Kodwa-ke, ubungozi besephansi, ngamacala angama-32 kuphela emhlabeni eminyakeni engama-20….
UMNYANGO WOMGCINIMAFA E-KZN UTHI UZOSEBENZA KANZIMA UKUVIKELA IZIMALI ZABANTU E-ITHALA BANK
UMnyango woMgcinimafa e-KZN uqinisekise abafake imali eThala ukuthi uhulumeni uzosebenza ukuvikela izimali zabo. Umnyango uthi uyaseseka isinqumo seThala sokuphikisa isicelo sePrudential Authority sokuthi kuqedwe okwesikhashana le nhlangano. I-Regulator, ejube iRepayment Administrator ukuthi…
KUZOLALELWA UBUFAKAZI BOKUGCINA ECALENI LENHLOKO YAMAJAJI YASE-EATERN CAPE ESOLWA NGOKUPHATHAZA OMUNYE WABASEBENZI BASENKANTOLO
NgoLwesihlanu kulindeleke ukuthi kuhlangane okokugcina kuleli sonto iJudicial Conduct Tribunal ukuze iqhubeke nokulalela ubufakazi obubhekene noMengameli wamaJaji ase-Eastern Cape, uSelby Mbenenge. Inkantolo iphenya ijaji eliphezulu ngemuva kokusolwa ngokuhlukumeza ngokocansi isisebenzi esisebenza ngaphansi…
UGCINWE ESITOKISINI UMLISA WASE-ETHOPIA OTHOLAKALE NESUZUMBULU SEMALI ENGU-R470 000 PHANSI KOMBHEDE
Owesilisa oneminyaka engu-33 ubudala wase-Ethiopia uboshiwe wathweswa icala lokushushumbisa ugwayi ongekho emthethweni kanye nokushushumbisa imali kulandela umkhankaso oyimpumelelo owenziwa yithimba leVala Umgodi eWaterval, esifundeni saseVhembe, ngomhlaka-15 Januwari 2025. Umsolwa uvele kafushane ngaphambi…
KUDUTSHULWE KWABULAWA ABANTU ABABILI ENDAWENI YASOSINDISWENI IZOLO EBUSUKU
Osindisweni, KZN – Kushone amadoda amabili esigamekweni sokudubula ku-Oakford Road, Osindisweni, ngoLwesine ebusuku. Amalungu eReaction Unit South Africa (RUSA) aphendule lesi sigameko ngezithuba zabo-20:23 ngemuva kokubikelwa izakhamuzi. Bathe befika bajoyinwa amaphoyisa aseVerulam…
KUQALWE UPHENYO OLUNZULU NGO-ZAMA ZAMA ABANGU 78 ABASHONILE ESTILFONTEIN
Kusaqhubeka uphenyo ngokushona kwabasolwa ngokuba ngabavukuzi abangekho emthethweni abangu-78 abakhishwe emayini yaseStilfontein eNorth West. Ikheji elinongoti bokutakulwa lithunyelwe phansi ku-shaft 11 ongasasebenzi ukuze kubhekwe ukuthi basekhona yini abavukuzi abangekho emthethweni ngaphansi komhlaba….
IZOVELA NGEVIKI ELIZAYO INYANGA YASE-KZN ESOLWA NGOKUBULALA
Inyanga yasenyakatho neKZN namadodana ayo amabili bazophinde bavela enkantolo ngesonto elizayo ngamacala okuthumba nokubulala. UKhulekani Ngubane (48) namadodana akhe uSihle Zungu noMduduzi Ngubane baboshwe ngempelasonto. Laba Basolwa ngokubulala uThandazani Mngomezulu, 28, ngenxa…
YEQE ESIBHEDLELA INDODA EBULALE USANA OLUNEZINYANGA EZINGU-14
Indoda eneminyaka engu-29 ubudala eboshelwe izinsolo zokubulala usana olunezinyanga ezingu-14 ubudala yeqe esibhedlela iTshilidzini ngaseThohoyandou. Umsolwa ongeniswe esibhedlela ngemuva kokuzama ukuzibulala ezitokisini esiteshini samaphoyisa eThohoyandou, weqe ngoLwesithathu. Amaphoyisa athi bekumele avele eNkantolo…
KUDINGEKA IZIGIDI ZAMARANDI E-KZN UKUZE KUBHEKANWE NOKUTHUTHWA KWABANTWANA BESIKOLE KULONYAKA
Kudingeka isabelomali esingaphezu kwesigidigidi samarandi ukuze kuhlinzekwe izindlela zokuthutha eziphephile ezinkulungwaneni zabafundi KwaZulu-Natal.UMnyango wesifundazwe uveze lokhu ngesikhathi kuhlolwa ezokuthutha abafundi eMaritzburg ngoLwesibili, ngaphambi konyaka omusha wokufunda. Isabelomali esilinganiselwa ku-R1.6 billion kuhloswe ngaso…
KUTAKULWE AMA-“ZAMA ZAMA” ANGU 106 KWATHOLAKALA NEZIDUMBU EZINGU 46 EMAYINI ESTILLFONTEIN
Sekuphele izinyanga ezingaphezu kwezinhlanu kuqale umkhankaso i-Operation Vala Umgodi eStilfontein, izikhulu zithi bangu-1 540 abavukuzi abangekho emthethweni abavalelwe amaphoyisa kanti abanye abangu-46 batholwe benecala elihlobene nalokhu. Umkhankaso wezigaba ezintathu wokuhlenga izinkulungwane zama-zama…
BABUYE BELAMBATHA ABEBEZAMA UKUBAMBA IMOTO YEMALI EMVA KOKUDUBULANA NONOGADA KU-M10
Ngokusho kokhulumela amaphoyisa eKZN uRobert Nethsuinda kubikwe ukuthi imoto ethwala imali ibisanda kuqoqa imali ezitolo ezahlukene ngesikhathi idutshulwa ku-M19 ngabasolwa okubikwa ukuthi bebehamba ngezimoto eziningi. “Ngesikhathi sokudubulana kwadubuleka kwalimala abantu ababili. Abasolwa…