ISilo samaZulu uMisuzulu kaZwelithini usephefumulile ngesigameko sokubangwa kombhobho ngempelasonto KwaCeza enyakatho neKZN. UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho kanye noSihlalo we-ANC esifundazweni, uMnuz Siboniso Duma, uphazamise inkulumo kaNdunankulu wesizwe samaZulu, uMnuz Thulasizwe Buthelezi, ngemuva kokuphawula…
Category: Izindaba Zikazwelonke
KUSAZOKWENYUKA KAKHULU UKUDLA KULELI NGENXA YOKUGUQUGUQUKA KWESIMO SEZULU
Ukuguquguquka kwesimo sezulu kulindeleke ukuthi kuqhubeke nokwenyusa amanani okudla kanye nokwehla kwamandla emali emhlabeni wonke esikhathini esizayo, ngokocwaningo olusha oluvela kososayensi kanye ne-European Central Bank. Umthelela uzohluka kodwa uzwakale yonke indawo, ikakhulukazi…
KUBOSHWE UMLISA OTHOLWE NEZIDAKAMIZWA EZINGABIZA U-R1.4 MILLION ETHEKWINI
Umsolwa osolwa ngokudayisa izidakamizwa uzovela enkantolo yaseThekwini ngoLwesithathu. Amaphoyisa athi umsolwa oneminyaka engu-50 utholwe nezidakamizwa okuthiwa zibiza ngaphezu kuka-R1 million ngesikhathi kugasela amaphoyisa endaweni yakhe. Okhulumela uMnyango uRobert Netshiunda uthi amathimba enze…
ZIZONYUSELWA AMAHOLO NGO 4,7% IZISEBENZI ZIKAHULUMENI
UMnyango wezeMisebenzi yoMphakathi nokuPhatha ukuqinisekisile ukuthi abasebenzi bakahulumeni bazonyuselwa amaholo ngo-4,7%. Ukwenyuka kuzoqala ukusebenza mhla lu-1 kuMbasa. Lokhu kuhambisana nesivumelwano seminyaka emibili esisayinwe iningi lezinyunyana zezinkampani zikahulumeni, esiqinisekisa ukukhushulwa kwamaholo ngo-7.5% onyakeni…
UGXEKWE WAZE WAHOXISA UNGQONGQOSHE OBEZOFAKELA ABAHLALA EMGWAQENI IZINDAWO ZOKUGEZA.
Emva kokugxekwa okukhulu ngokwethulwa kohlelo lwamashawa angumahamba nendlwana lwabantu abahlala emgwaqeni, uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi eGauteng, uMbali Hlophe, usewuhlehlile lo mcimbi obekumele ube ngoLwesithathu. Lo msebenzi ubuzosebenza ngaphansi kwesihloko esithi “Nasi iShower”, igama…
BATHI MAKASULE ESIKHUNDLENI USOMLOMO WEPHALAMENDE LAKULELI
Iziphathimandla zigasele emzini kaSomlomo wePhalamende, eGoli, uNosiviwe Mapisa-Nqakula. Uphiko oluphenya ngamacala ophiko lweNational Prosecuting Authority luthi lokhu kugasela okuthathe amahora amahlanu kuhlobene nezinsolo zenkohlakalo ezithinta uMapisa-Nqakula njengoNgqongqoshe wezokuVikela. Okhulumela i-NPA uMthunzi Mhaga…
UVODACOM UZODILIZA INQWABA YABASEBENZI
Inkampani enkulukazi e-Afrika kwezokuxhumana, iVodacom, ithi kuzoncishwa imisebenzi ezizindeni zayo eNingizimu Afrika. Le nkampani, eqashe abantu abangaphezu kuka-5,000, kulindeleke ukuthi ichithe imisebenzi ecela ku-80 ngendlela yokunciphisa izindleko. Isinqumo sakamuva silandela ukubuyekezwa kokusebenza…
UMAGUDUMANA UTHELWE NGESIBHAXU NGEZINYE IZIBOSHWA EJELE
UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo ukuqinisekisile ukuthi udokotela osaziwayo uNandipha Magudumana, ube yisisulu sokushaywa ngoboshwe naye ngempelasonto. UMagudumana, oyisiboshwa esilinde ukuqulwa kwamacala ejele laseKroonstad, uphushelwe eziko lokupheka ejele kulandela ukuhilizisana nezinye iziboshwa ezimbili. Okhulumela…
UVALIWE UKUHAMBELA IMICIMBI YASE NDLUNKULU UNGQONGQOSHE UDUMA.
Ngemuva kwesingameko sango Mgqibelo izinduna zeSilo uMisuzulu KaZwelithini sezithathe isinqumo sokuvala uSihlalo we-ANC KwaZulu-Natal uMnuz Siboniso Duma kuzo zonke izinto ezithinta ubukhosi bakaZulu. Lesi sinqumo sithathwe ngemuva kothuthuva oluqubuke emcimbini wokukhumbula iSilo…
UDUMA UTHI ISIKHUNDLA SOBUNDUNANKULU KAZULU ASIKHO NGISHO KUMTHETHO SISEKELO WAKULELI
Emva kwesigameko esenzeke endaweni yakwaCeza emkhosini wokukhumbula iNkosi Dinuzulu kaCetshwayo lapho kubonakale khona uSihlalo we-ANC kwaZulu-Natal uSiboniso Duma ehlwitha umbhobho wokukhuluma kuNdunankulu KaZulu uMnumzane Thulasizwe Buthelezi esethula iNkosi uMisuzulu kaZwelithini, uDuma uthi…
I-UNISA IPHENYA INQWABA YABAFUNDI NGOKUKOPELA
Uhlelo lokuhlola olusetshenziswa yisikhungo saseUNISA seluthole ukuthi baningi abafundi abakopelayo besebenzisa uhlelo olwethulwa kune COVID19 lapho abafundi bebhala ngobuchwepheshe besemakhaya (online examination). Lesi sikhungo sisebenzisa ama software afana no invigilator app ne…
URAMAPHOSA UHAMBELE UMKHOSI WESILO UDINUZULU ONDINI
UMengameli wezwe lase ningizimu Afrikha u num. Cyril Ramaphosa ubonane neSilo u Misuzulu kaZwelithini esgodlweni kwaNkomonye KwaCeza oNdini. Ngaphaphi kokuqa komgubho wesilo u Dinuzulu. Namuhla kuzokhunjulwa isilo uDinuzulu. Lomkhosi kwakumele ube ngesonto…