Uhlelo lokuhlola olusetshenziswa yisikhungo saseUNISA seluthole ukuthi baningi abafundi abakopelayo besebenzisa uhlelo olwethulwa kune COVID19 lapho abafundi bebhala ngobuchwepheshe besemakhaya (online examination). Lesi sikhungo sisebenzisa ama software afana no invigilator app ne…
Category: Izindaba Zikazwelonke
URAMAPHOSA UHAMBELE UMKHOSI WESILO UDINUZULU ONDINI
UMengameli wezwe lase ningizimu Afrikha u num. Cyril Ramaphosa ubonane neSilo u Misuzulu kaZwelithini esgodlweni kwaNkomonye KwaCeza oNdini. Ngaphaphi kokuqa komgubho wesilo u Dinuzulu. Namuhla kuzokhunjulwa isilo uDinuzulu. Lomkhosi kwakumele ube ngesonto…
KUYANDA UKUTHUNJWA KWABANTWANA KULELI
Isibalo esandayo sokuthunjwa eNingizimu Afrika sesifinyelele emazingeni angakaze abonwe, njengoba izigameko zakamuva zisikhanyisela ngeqiniso elibuhlungu izakhamuzi ezibhekene nazo. Ngokwezibalo zeStatistics SA (StatsSA), zingaphezu kuka-16 000 izigameko zokuthumba eziqoshwa minyaka yonke eNingizimu Afrika….
IGAMA LIKAKELLY KHUMALO LIDALULWE NJENGOWAKHOKELA IZINKABI EBUFAKAZINI.
Isitatimende sokuvuma icala somunye wabasolwa ekubulaweni kukaSenzo Meyiwa sidalule ukuthi wakhokhelwa u-R45 000 isiyonke njengengxenye yakhe ekubulaweni. Ukuvuma icala kukaBongani Ntanzi kufundwe eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesihlanu ekuseni. Lokhu kuza ngemuva kokuthi inkantolo…
UGCINE ESETAKULIWE OBEBAMBEKE NGAPHAKATHI KWELOLI KU-N11
Iloli ebelithwele abahhabhula liginqike lachitha umthalo endaweni yase Mawela wela ku N11. Umphakathi uphuthume endaweni yesigameko ukuyobutha amahhabhula abesegcwele phansi. Kusolakala ukuthi umshayeli weloli uhluleke ukulilawula labe seliphaphalaza lawela eweni. Abosizo lokuqala…
IKHALE NGAPHANSI I-ANC KUMAWADI AMATHATHU OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA ENEWCASTLE
Liphinde lakhala ngaphansi futhi iqembu le-ANC okhethweni lokuchibiyela obelukumaspala waseNewcastle esifundazweni saKwazulu-Natal izolo. Lomaspala ububambe izinketho zokuchibiyela emawadini amathathi ngenxa yezizathu ezehlukahlukene. Iqembu le-IFP yilona elinqobe lamawadi amathathu okunguward 12, 19 no…
UMNCWANGO UTHI KUKHISHWE IZINGQWEMBE ZE-ACTION SA KWAFAKWA EZENKATHA NGASEMOSES MABHIDA NGEMPELASONTO
Umholi weqembu i-Action SA esifundazweni saKwaZulu Natali uZwakele Mncwangi uthi sebevule icala emva kokususwa kwwezingqwembe EZ ezikhangisa ngeqembu aliholayo i-Action SA. UMncwango kwiVideo efakwe ngenye yezintatheli kuFacebook uthi lokhu kwenzeke ikakhulukazi ezindaweni…
INHLANGANO ELWELA AMALUNGELO ABANTU IFUNA KUNCISHISWE INTENGO YOMFANISWANO WEZIKOLE ZAKULELI
UMnyango wezeMfundo eyisiSekelo (DBE) uthi uzocubungula isidingo semifaniswano yezikole ezahlukene zasehlobo nasebusika ukuze uphendule ophenyweni lwe-SAHRC mayelana ngokudula komfaniswano kuleli. IKhomishana YaseNingizimu Afrika Yamalungelo Abantu (i-SAHRC) yenze ucwaningo lwezindaba ezibucayi ezithinta izindaba…
I-DA IFUNA IMELIKA IZOQAPHA UKHETHO LWAKULELI
IDemocratic Alliance (DA) isibhalele i-United States (US) namanye amazwe amaningana, okuhlanganisa ne-European Union (UN), ibacela ukuthi basize ukunikeza usizo izingqapheli zasekhaya ezizimele ngaphambi kokhetho lwangomhla zingama-29 kuNhlaba. Iqembu elikhulu eliphikisayo lithi lifuna…
SIZOKHIPHA UXHASO LUKA R3000 KULABO ABANGASEBENZI – IFP
IQEMBU leNkatha Freedom Party (IFP) lithi ukubhekana nokwanda kokuntuleka kwemisebenzi ezweni kuseqhulwini ohlwini lwezinto okumele lizenze uma lingena ezindlini zombuso ngemuva kokhetho lukazwelonke oluzayo. Le nhlangano yethule umqulu wokhetho ezinkundleni zemidlalo iMoses…
KUSHAQWE IMPAHLA EHHOVISI LESAFA NGEZINSOLO ZENKOHLAKALO
Uphiko loKlebe luqhube umkhankaso wokuthungatha nokushaqa emahhovisi eSafa eGoli ngoLwesihlanu. Uphiko oluphenya ubugebengu luthi ukuseshwa kwamacala kudalwe yizinsolo zokukhwabanisa nokweba imali efinyelela ku-R1.3 million ezibhekiswe kumengameli weSafa. Lobu bugebengu kuthiwa benzeke phakathi…
I-IEC IPHENYA NGOKUPUTSHUKA KWAMAGAMA ABAMELE I-ANC NE-MK OKHETHWENI
I-Independent Electoral Commission (IEC) ikuqinisekisile ukuthi luyaqhubeka uphenyo mayelana nezimo eziholele ekuputshukeni kohlu lwabazongenela ukhetho oluzayo lwe-ANC neMK Party. loluhlu luhanjiswe yiqembu elibusayo kanye ne-MK Party ngoLwesihlanu ntambama – ngokuhambisana nomnqamulajuqu we-IEC…